UPutin sekunesikhathi agcina ukubonakala kwimibuthano yamazwe ngamazwe, futhi ubengekho emhlanganweni we-G20 eDelhi
Lolu daba luzolethwa eNkantolo eNkulu yasePitoli njengoba iDA ifuna usizo lwezomthetho mayelana nokwenyuka kwamanani kagesi
Ubekhuluma nezithunywa engqungqutheleni yeNedlac yama-28 eGallagher Convention Centre eMidrand.
Abadayisi , abasebenzisa amazambane emabhizinisini abo bazwakalise ukukhathazeka ngokunyuka kwentengo yawo.
Ukwenza ukubuswa kwezwe ifa lomndeni kudale ukunganeliseki okusabalele
Izicelo zokudayisa utshwala ezintsha, nokho, zizolawulwa ngaphansi komthetho omusha ovimbela ukudayiswa kotshwala phakathi kwamabili.
UNguema ushayelwe ihlombe izikhulu zamasosha nezikhulu ngesikhathi efika emcimbini.
Inkampani yaseChina ihoxise ukusebenza kwayo ngemuva kokuthinteka embikweni wokugwamandwa kwamandla ombuso
URamaphosa uthe omunye umphumela obalulekile wale ngqungquthela yisinqumo sokwandisa amalungu eBRICS.
Ngesikhathi lapho iMelika izwakalise ukukhathazeka ngokukhula kobudlelwano bezempi phakathi kwala mazwe womabili
Ngowezi-2017, bayi- 1 350 abasebenzi abalahlekelwe yimisebenzi ngesikhathi le nkampani ivala indawo yayo eHammersdale ngenxa yengcindezi yezomnotho.
Lesi sinqumo, sibophezela noma ngubani owenza umsebenzi egameni lezempi ukuthi afunge isifungo sokwethembeka eRussia.
Izigidi ziphoqeleke ukuthi zishiye amakhaya futhi inkinga yobuntu iye yanda selokhu kwaqala ukungqubuzana phakathi kwamasosha neRSF ngoMbasa.
Lokhu kulandela ukusabisa kweziphathimandla zedolibha eKapa ngokuthi kuzomenyezelwa umbango phakathi kwalelidolobha kanye nalenkampan kahulumeni
Abantu besifazane sekuphele isikhathi eside besesimweni sokuhlukunyezwa ngenxa yezimo ezingadalwanga yibo.
UNgqongqoshe wezaMandla uGwede Mantashe uvumile ukuthi izwe liyaphuza ukuxazulula izinkinga zokuphehla ugesi.
UMnyango Wezokuvikela eTaiwan ukugxeke kakhulu lokhu kuzivocavoca, wathi uzothumela amabutho afanele ukuphendula.
Abesifazane abayingxenye yezokwakha eNorthern Cape bathi bacindezelekile embonini egcwele abesilisa.
Abasekeli beqembu elibusayo laseNiger baphoqeleke ukuthi bamise ukubalwa kwabantu abazimisele ngokuvolontiya ukuze bavikele noma babhekane nokungenelela okungase kube khona kwemibuso yaseNtshonalanga Afrika.
Amaqembu ahlomile anamandla enhlokodolobha yaseLibya alwe ezifundeni eziningi ngobusuku obubodwa futhi ngoLwesibili ekuseni odlameni olubi…...
I-Russia ihlasele ngezomoya izifunda ezimbili ezisentshonalanga ye-Ukraine ezisemngceleni wePoland nezinye izindawo ngoLwesibili, kwashona abantu abathathu…...
Amabhizinisi aphethwe ngabantu besifazane anxuswe ukuthi asebenzise amathuba amakhulu alethwe yisivumelwano se-African Free Trade Area.…...
I-Township Economic Commission of South Africa ibe nengxoxo eSoweto lapho ithi ifuna ukuba yingxenye yeBRICS…...
Isikhulu sase-Ethiopia sisole amasosha esifundeni sase-Amhara ngokufuna ukuketula uhulumeni wesifunda kanye nohulumeni kazwelonke kulandela izinsuku zokulwa okuholele ekutheni iziphathimandla zimemezele isimo esiphuthumayo.