Ezakamuva

Ubani ozokhonya eSoweto?

Umqeqeshi we-Orlando Pirates uJose Riveiro usezakhele ugazi kubalandeli beZimnyama ngokuletha izinsuku zenjabulo eParktown kodwa usahlalelwe yisikweletu emidlalweni yabakhaya baseSoweto.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ligcine ligqabukile igoda phakathi kweTS Galaxy FC noLifa Hlongwane

Lo mdlali sekuphele isikhathi eside engabonakali kumaRockets. Ufike kumasizini amabili adlule ethwelwe ngeqoma. Ngesizini yokuqala usize iGalaxy yafika izembe. Ubekade egijima kuMaritzburg United phambilini.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IPirates isiphenduke ithofi le-Chiefs kweyeligi

Kusasa ngo-3.30 ntambama kuzoguga utshani uma iPirates isidudulana neKaizer Chiefs emdlalweni wabakhaya baseSoweto azobanjelwa eFNB Stadium, eGoli. EZimnyama aziyazi iwini emidlalweni emine eyedlule yeligi. Amakhosi ayazicanasela kweyeligi muva nje.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uvalo ngokuvuka kwenye impi eCAR

Izakhamuzi zivuswe umsindo wokuqhuma kwezibhamu ngesikhathi abahlaseli abangaphezu kwama-300 begasela edolobheni

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuqala phansi ukuqothana emaqenjini ase-Uganda

Amasosha ase-Uganda athi umkhuzi weqembu lamavukelambuso ubanjwe ngesikhathi somkhankaso wasebusuku owashiya inqwaba yabe-ADF beshonile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uzongenela elinye ihlandla uPutin

Inhloso wukuthi kungabi noshintsho eRussia ngesikhathi isabhekene ngqo nezitha zayo

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
“I-Africa isengcupheni ngomthelela wokuguquguquka kwezulu”: UNECA

Igcizelele isidingo esiphuthumayo sokuthi amazwe ase-Afrika abeke ingxenye yesabelomali sawo sezezimali ukuze abhekane nezinselelo ezilethwa ukuguquka kwesimo sezulu

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UGordhan usacula ingoma endala ngamabhizinisi kahulumeni

Uthi sikhona isidingo esikhulu sokuthi uhulumeni aqale ukufuna ubudlelwano nezinkampani ezizimele ukuze kusizwe ama-State-Owned Entities (SOEs) angenamali.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMdeni nabangani bancamile : Uselondoloziwe uNtuli

Ngesikhathi kufika ibhokisi ebeliphethe umzimba kaBonginkosi "Mdeva" Ntuli esontweni i-African Congregational Church eCliffdale, abadlali baMaZulu FC bavele bahluleka ukuzibamba bakhihla esikaNandi. Kwazise bebebona ibhokisi ebeliphethe uzakwabo, kwabanye obewumngani.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Zizoguga iphakethe iziMpofana ngenxa yokungaziphathi kahle kwabalandeli bazo

Leli qembu lihlawuliswe umdlalo owodwa lidlala ngaphandle kwezibukeli. Intatheli yelaboHlanga isibhekela izizathu ezizoholela ekutheni iChiefs ishayeke epheketheni kulo mdlalo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isihlangu soSuthu siwile: Namanje kabakholwa ukuthi “uMdeva” kasekho

Umgadli weRichards Bay FC uSomila "Ballo" Ntsundwana, uthe kusenzima ukukholwa ukuthi akasekho ngempela emhlabeni uBongi "Mdeva" Ntuli obengumgadli waMaZulu FC.  

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kubukeka kungenamkhawulo ngempicabadala yempi eSudan

I-RSF ithe esitatimendeni izovumela isikhumulo sezindiza kanye nendawo kawoyela ukuthi kuqhubeke nokusebenza.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Usakhala esidala uMaluleke ngezigidi ezichithwa komasipala

Uthe ukusetshenziswa komasipala kwabeluleki kukhule ngaphezukwesigidigidi esi-R1 uma kuqhathaniswa nesibaloesaqoshwa ngonyaka odlule

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UBiden usecula elinye iculo ngempi ekwa-Israeli

Usuka ekwesekeni okungagudluki kwe-Israeli kwagcizelelwa isidingo sokuvikela izakhamuzi zasePalestine eGaza.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kusazosinda kwehlela ezimayini ngokudilizwa kwabasebenzi

Inkampani, iSibanye Stillwater, yethule uhlelo lokuhlela kabusha olungaholela ekulahlekelweni kwemisebenzi engaphezu kwezi-4000.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INumsa ingenelela kweyokushaywa ngemfe iphindiwe konogada

Kuthiwa ezinye izinkampani zonogada zidonsa imali kubasebenzi zenza sengathi zikhokhela umshwalense wezempilo kodwa zingayikhokhi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMbube Iyokwamukela AmaBhokobhoko

OMdala uhlabeke umxhwele ngendlela amabhokobhoko avikela indebe i-Webb Ellis ihlandla lesine.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMkhokheli : UGxiya Usekwenze Konke

Yena nezakhe bangubufakazi bokuthi ezemidlalo ziyayihlanganisa imihlathi eyalanayo. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Imibiko ngamabhomu yenze baqapha ngelokhozi

Ukuqapha kwezokuphepha ezikhumulweni zezindiza zaseParis kuzokwenyuka ngama-40% kanti abasebenzi benkampani yezitimela kazwelonke i-SNCF bazoqiniswa ngama-20%

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-Afrika iphinde yazibophezela ukubambisana neChina

I-FOCAC manje isinamalungu angama-55 okuhlanganisa i-China, namazwe angama-53 ase-Afrika anobudlelwano bobunxusa neChina

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amaqanda azothengwa emazweni angaphandle:Umnyango

Azothngwa emazweni angaphandle ukuze kubhekwane nengwadla yokushoda kwamaqanda kuleli.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kukhalwa ngomkokotelo wogwayi neminye imikhiqizo ezweni

Kunxuswa imiphakathi ukuthi isebenzisane nezinhlaka ezifanele ukuze adalule labo abathintekayo kuloluhwebo

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amavukelambuso ayaqhubeka nokubhedla impi e-Uganda

NgoMandulo, uMengameli uYoweri Museveni wathi ukuhlasela kwezomoya kwabulala umkhuzi omkhulu we-ADF

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UTshisekedi uqinise umkhankaso wakhe wokhetho

Uthe kuzosuswa isikhathi sokubuya ekhaya futhi nemibhikisho enokuthula izovunyelwa ezifundazweni ezithintekile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here