UMakhosazana Mhlongo uzimisele ngokwenza isikhathi esingaphansi kwamahora amathathu, emqhudelwaneni ozokuba ngeSonto iHarry Gwala Marathon. Kulindeleke…...
Yize ebalwa nabanye abasemathubeni okuthi bengayishaya kuqala intambo emqhudelwanweni iDurban International Marathon, kodwa uNdumiso Sokhela…...
Kuvele elomhlathi ezakhamuzini zangaphansi kwesifunda iHarry Gwala District, ngesikhathi kuthulwa ngokusemthethweni ukubuya komqhudelwano iHarry Gwala…...
Kulindelwe abasubathi abangafinyelela cishe ezinkulungwaneni ezine abaqhamuka ezindaweni ezihlukene kulo mqhudelwano womjaho oke wangabanjwa iminyaka…...
Ukwanda kwamaqembu okusubatha esifundazweni iKwaZulu-Natal baningi abakubone njengento enhle kodwa umakadebona kwezokusubatha uBhekizizwe William Mtolo…...
Unyaka wezi-2020 ube unyaka onzima kakhulu, akekho umuntu owayecabanga ukuqala into efana njengebhizinisi nalabo abesebewaqalile…...
Imvamisa lo mqhudelwano inxusa lawo kuba nguBongumusa Mthembu, osenqobe iComrades Marathon kabili.
Uyaqhubeka umbango womjaho wezimoto iFormula One (F1), ophakathi kukaMax Verstappen noLewis Hamilton. Lezi zikhondlakhondla zomdlalo…...
Ngowezi-2019, usize iNingizimu Afrika yabuya nendondo yegolide eRomania emjahweni wamakhilomitha angamashumi amahlanu kuWorld Championship.
Nakuba bekhona nabanye abakuleli abaphule amarekhodi kodwa undabamlonyeni kube yiqembu lika-4x100m relay eliphule irekhodi lo mhlaba ku-Under 20 ngesikhathi esiwu-38.51
Kusele izinsuku ezili-13 ngaphambi kokuthi kuqale umqhudelwano omkhulu we-Olympics ozokuba seTokyo eJapan. Lo mqhudelwano uzoqala…...
Umsubathi omncane walapha eNingizimu Afrika uPhatutshedzo “Shaun” Maswanganyi uthi akayile ukuyokwandisa isibalo eTokyo, eJapan. UMaswanganyi…...
Ogila izimanga kuTrack and Field unesifiso sokumela iNingizumu Afrika aphinde abuye nendondo kwama-Olympics
Umoya wobunye nokujabula kusuka kuze kuyophela. Lesi yisithombe esisonga umjaho omkhulukazi kuleli iComrades Ultra Marathon.…...
Bekuyinjabulo yodwa ezitaladini zaseMsunduzi kuguduza abagijimi. Obekwenzeka bekubonisa ukuthi lokhu okwakushiwo ngabagqugquzeli ukuthi inhloso yalo…...
Sekusemthethweni; uMsunduzi yikhaya lemijaho yezinga eliphezulu lokhu kulandela ukumenyezelwa komqhudelwano omusha kwezokusubatha nozobanjwa mhla zingama-23…...
KUBUKEKA isazoqhubeka ithwale kanzima iNingizimu Afrika emqhudelwaneni wamazwe obizwa ngokuthi i-International Association of Athletics Federations…...
UMPETHA weTwo Oceans Marathon uBongumusa Mthembu uzohola ithimba labasubathi eliyomela elakuleli eRomania kwi-International Athletics…...
KUBHEKWE abasubathi bakuleli emjahweni wakulo nyaka i-Old Mutual Soweto Marathon ozokuba ngeSonto esifundazweni iGauteng. Ngonyaka…...
UKUBHEKISA amakhanda phansi kwezinsephe zabasubathi bakuleli zigxile kwezikwazi kancono sekuyaqala ukuthela izithelo njengoba abasubathi bakuleli…...
KWEJWAYELEKILE ukuthi uma uxoxa nabadlali asebephumelele bemidlalo eyahlukene bagqamise lokho asebekuzile balibale ukuthi luselude ukhalo…...
Bakhohlwa imibango yezepolitiki esidlule nemiphefumulo kwashiswa nemizi uma sebekhomoza abagijimi INDAWO yaseNtshangwe, eseMpumalanga yeTheku, KwaZulu-Natal…...
Nakulama-Olympics alo nyaka kubukeka eya ngokumfimfa amathuba okuthi kungaba khona izwe e-Afrika elizosonga lo mqhudelwano…...
Isithole ukuthi i-Athletic South Africa (ASA) isigcine isilimemezelile iqembu labasubathi abangama-23 abazomela elakuleli kuma-IAAF World…...