Umsubathi owenze ezibukwayo emasontweni edlule egqiba ihlazo lokungenzi kahle kwabagijimi basesifundazweni iKwaZulu -Natal kwiComrades Marathon,…...
Kubantu abakhele umzila okugudla kuwo iComrade Marathon lona ngumjaho oyisibusiso ngoba ngelanga lawo iyashintsha impilo yansukuzonke abayijwayele.
Usokola ngenkece athi incane kakhulu uma kubhekwa neminye imiqhudelwano Angeke ize izixake ngokufaka umfutho wokujaha…...
Umsubathi wesifazane osezakhele igama kwezokusubatha KwaZulu-Natal uJanet Mbhele uthi ukube kuya ngaye ubengeke abe yingxenye…...
U-Ayanda Ngcobo obe ngumpetha weHarry Gwala District Marathon nyakenye ngeke aze akwazi ukuvikela isicoco sakhe nonyaka. UNgcobo uzisholo ngokwakhe ngesikhathi enengxoxo ekhethekile nelaboHlanga.
Kulindeleke ukuthi izinga libe phezulu kakhulu kumqhudelwano waminyaka yonke wokusubatha iPrince Mangosuthu Ultra Marathon.
Kule mpelasonto kwezokusubatha amehlo azobe ethe njo kumqhudelwano iTotalsports Two Oceans Marathon. Lo mqhudelwano waminyaka…...
Kulindeleke ukuthi liqhubeke nokuba phezulu izinga lo mqhudelwano wokusubatha iPrince Mangosuthu Ultra Marathon. Ilinganiselwa kwizinkulungwane ezingaphezulu kwezingama-R700 imali ezonqotshwa ilabo abazobe beyingxenye yawo.
Intaka ibekelwe amazolo kwezokusubatha kule mpelasonto. Mibili imiqhudelwano ezobe ibhekiwe iKwaZulu-Natal, i-Ethekwini Best of the…...
UMengameli weKwaZulu-Natal Athletics (KZNA) uMandla Mngomezulu ufuna kusabalale ubumbano, kubasubathi, abaqeqeshi nasemaqenjini. UMngomezulu ophinde abe…...
Abagijimi sebelungele usuku lwakusasa lomjaho omkhulu okubhekeke ukuba uhehe kulokhu njengoba lilikhulu isasasa kwabangenele.
Unyaka wezi-2022 ngunyaka ongemuhle neze kuqweqwe lomqeqeshi wezokusubatha uXolani Mabhida. Kwenzeka lokho nje vele leminyaka…...
Namuhla ngoLwesihlanu nakusasa ngoMgqibelo abagijimi abafisa ukugijima iHope Challenge basangakwazi ukuba babhalise. UNdukenhle Zulu obekhuluma…...
Lo makadebona kwezokusubatha, uneminyaka engaphezulu kwengama-20 njengoba aqala ukugijima ngonyaka we-1998.
Nyakenye lo msubathi odabuka eHammarsdale nogijima ngaphansi kweHollywoodbets Athletic Club, waphuma endaweni yesikhombisa ngesikhathi esiwu (00:37:00).
UMakhosazana Mhlongo uzimisele ngokwenza isikhathi esingaphansi kwemizuzu engama-37, kuHollywoodbets Durban Summer 10km. Lo mjaho ohlelwa iPhantane…...
Yize eqede nabokuqala abalishumi besifazane kuSanlam Cape Town Marathon, uJanet Mbhele uthi akagculisekanga ngesikhathi aqede…...
“Besihlele ukuthi sizoyigijima okokugcina iComrades Marathon, bese sivalelisa ngokusemthethweni kwazise asikaze sisho ukuthi ngeke siphinde siyigijime”.
Nakuba bekungokwesibili egijima iComrade Marathon, uNkosikhona “Pitbull” Mhlakwana uthi kumjabulisile ukufezeka kwephupho lakhe lokubalwa nabasubathi…...
Konke sekumi ngohlelo sekulindwe olungaliyo lwangeSonto lapho abagijimi bezokhiphana inkani emgwaqeni Umakadebona kwezokusubatha uBhekiziwe William…...
Uthi sekukuningi akufundile ngalo mjaho futhi ubheke nokwenza kahle esikhathini azowuqeda ngaso Inyamazane uNkosikhona Mhlakwana…...
Kusele izinsuku ezili-16 ngaphambi kokuthi kube umqhudelwano waminyaka yonke obizwa ngokuthi iComrades Marathon. Lo mqhudelwano…...
Kulokhu baphethe izingwazi ezinamava emiqhudelwaneni yamazwe Kubhekwe lukhulu eqenjini lokusubatha, elizobe liyibambe kuWorld Athletics Championship…...
Kulindeleke ukuthi ugijinywe ngabasubathi abasezingeni umjaho iPrince Mangosuthu Ultra Marathon 52km, ozokuba ngeSonto usukela eDundee…...