featured

Inkulumo kaMantashe isakhombisa impakamo ye-ANC: UMhlaziyi

Inkulumo kaSihlalo we-African National Congress uMnu uGwede Mantashe ibe ubufakazi balokho okukhonjiswe ngabantu evotini ngendlela ababuka ngayo le nhlangano.

Kuphenywa ngababulewe esikhungweni sokuvota eKZN

Emuva kosuku kudlule ukhetho lukazwelonke nolwezifundazwe, amaphoyisa KwaZulu-Natal aphenya imibiko ngabantu abathathu okuthiwa babulewe esikhungweni sokuvota.

Abashayeli bamaloli bathi bashaywe ngesithende okhethweni

Abashayeli bamaloli bakhala ngokuthi abakwazanga ukuvota ngenxa yokuba semgwaqeni kusuka ngoMsombuluko ngesikhathi kuvulwa ukuvota okukhethekile kwaze kwaba nguLwesithathu.

Umsindo kudlula amahora isikhungo sokuvota sivaliwe

Kuthe kuvulwa ezikhungweni eziningi zokuvota esiFundeni iTheku olayini bese bebade abantu belangazelela ukuvota.

Izinxushuxhushu zithintibeze izinga lokuvota ngosuku lokuqala

Kuqale ngezinkinga ukuvota okukhethekile ezweni naphezu kokuzishaya isifuba kweKhomishini Ezimele Yokhetho.

I-Action SA ifuna ukuba ngumalamulele kwabamaSpaza Shops emalokishini

Njengengxenye yokuvikela abanikazi bezitolo ezingamaSpaza Shops emalokishini i-Action SA KwaZulu-Natal ithathe umkhankaso wayo obizwa nge#Spaza4Locals yawuyisa elokishini eMlazi lapho kunezitolo eziningi eseziwele ezandleni zabantu bangaphandle.

Sekusezandleni zabayizigidi ezingama-27 ababhalisele ukuvota

Izikhongeli zokhetho emaqenjini ngokwehlukahlukana kwawo umyalezo ubuthi, sekusezandleni zabavoti.

I-IEC ithi isibheke uLwesithathu lokhetho olungayilo

IKhomishini Ezimele Yokhetho isinike isiqiniseko sokuthi ukhetho lwangesonto oluzayo luzoba ngolukhululekile futhi olungachemile.

Izithunywa zamazwe ezingaphezu kwama-40 zihambele umngcwabo kaMengameli wase-Iran

Izithunywa zakwamanye amazwe ezingaphezu kwama-40 ezisemazingeni enhloko yombuso, ongqongqoshe bezangaphandle kanye nezinhloko zePhalamende zihambele inkonzo yomngcwabo kaMengameli wase-Iran ongasekho u-Ebrahim Raisi eTehran.

INdlu emizamweni yokubamba iSILO ngoqhotho

Abamele iNdlu Yomdabu KwaZulu-Natal Nobuholi BamaKhoisan sebebhalele iNdlulamithi incwadi lapho beyinxusa khona ukuba ibuyekeze isinqumo sayo sokubiza iMbizo yawo wonke aMakhosi ukuze iqale ngokuhlangana neKomiti Lesigungu Esiphezulu Sesifundazwe lapho izodluliselwa khona umbiko wezinto ezaphakanyiswa yile Ndlu

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Intsha yoMkhonto Wesizwe izomashela ubulungiswa eThekwini

Emuva kokhukhulelangoqo wemashi ye-Economic Freedom Fighters (EFF) enkabeni yeTheku izolo, namuhla Uphiko Lwentsha loMkhonto Wesizwe luhlele eyalo imashi ebheke eCity Hall.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ISilo uMisuzulu sesibize imbizo yaMakhosi ephuthumayo

Lo mhlangano ozokuba ngoLwesine oLundi, owokuqala wokudingida okubonakala ngenjemizamo kahulumeni, ukuthi kuphucwe aMakhosi amandla awo okusayina izimvume zokuhlala.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INkantolo Yezokhetho izonquma odabeni lukaKhumalo

Uyaqhubeka nokufaka ingcindezi ngokuxoshwa kwakhe eqenjini uMkhonto Wesizwe uMnu uJabulani Khumalo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNtuli noRamaphosa bahlenge umkhankaso weqembu eKZN

Ukube bafolose ngobuholi besifundazwe ngabe umkhankaso uwodloke zisuka.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INkantolo imchithile uZuma endleleni ebheke eKapa

UMkhonto Wesizwe kuzomele uthole ozohola leli qembu ePhalamende emuva kokhetho kulandela isinqumo seNkantolo Yomthethosisekelo echithe iNkantolo Yezokhetho, iMK Party noZuma.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INkantolo Yomthethosisekelo izonquma ngokuya kukaZuma ePhalamende

Kuzophela ukuqagula namuhla ekuseni lapho iNkantolo Yomthethosisekelo kubhekeke ukuba ikhiphe isinqumo ngokuthi uMnu uJacob Zuma uzokwazi yini ukuyomela iqembu lakhe uMkhonto Wesizwe ePhalamende uma linqoba izihlalo emuva kokhetho.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Embangweni wokuphatha eWestern Cape akekho okhuluma ngaboHlanga

UMcKenzie uyithwalisa kanzima iDA eWestern Cape.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UZuma uthi izwe ngelaMakhosi

Emaqenjini ezepolitiki asethule ngokusemthethweni imiqulu yezethembiso zokhetho kubantu kusuka kuqale imikhankaso, kuncane kakhulu ekushoyo ngobuholi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Eyamanzi isiyinduku yokugadla kugaywa ivoti

Inkinga yamanzi ezweni iyaqhubeka nokuba yimbi naphezu kwezethembiso zokushintsha kwesimo.

URamaphosa uyihlabe esikhonkosini, umbuzo uthi izohlinzwa yini

Elayizolo liphele kukhona ukuhhumuzelwa ezweni. Indaba iqalwe yisenzo sikaMengameli uRamaphosa nosayine  inqubomgomo eyaziwa ngeNational Health Insurance Bill (NHI) ngokusemthethweni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Anginabo ubudlelwano nomqeqeshi weqembu lesizwe – uMokwena

Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokwena usekubeke kwacaca ukuthi akahoshelani nomqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INkantolo yoMthethosisekelo ikhiphe umyalelo omusha ngoZuma

ISekela Lenhloko eNkantolo Yomthethosisekelo selikhiphe umyalelo liwubhekise kuKhomishini Ezimele Yokhetho i-Independent Electoral Commission (IEC), iqembu uMkhonto Wesizwe (MK) kanye nomnu uZuma.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMengameli waseMozambique uthi kuhlaselwe idolobha elisenyakatho nezwe

Amasosha aseMozambique alwa nabashokobezi abahlasele idolobha elisenyakatho neMacomia ngoLwesihlanu ekuseni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kudume uMbayimbayi eNkandla kwasala uNxakanxaka

UMelusi Gumede ongujokhi wenjomane ebizwa ngokuthi uMbayimbayi uthi kulo nyaka miningi imiqhudelwano azoyinqoba kungabindaba zalutho.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here