Ezakamuva

EzikaMuseveni zidube iChina ngokungagcini isivumelwano

I-Uganda isinqamule inkontileka yayo nenkampani yaseChina okuyiChina Harbour and Engineering Company Ltd (CHEC) yokwakha ujantshi oya emngceleni waseKenya futhi manje isicubungula isivumelwano nenkampani yaseTurkey, isikhulu esiphezulu sitshele abeReuters ngoLwesihlanu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ithala nosizo kwaboHlanga abasacindezelekile

Ithala liyaqhubeka ukuba ngumalamulela kwaboHlanga abasazithola becindezelekile ngakwezomnotho. Isikhathi esiningi aboHlanga bathi noma bethole amathuba ebhizinisi kwale emandleni okugcina izivumelwano.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Imiphumela kamatikuletsheni iza nokuningi empilweni yomfundi

Empilweni yengane efundayo izivivinyo zikamatikuletsheni ziwuvuthondaba noma ziwupholavuthondaba. Imiphumela iba yibhuloho lokuwelela esigabeni esilandelayo ekungaba yikolishi noma yinyuvesi noma umsebenzi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ibe impumelelo eyeTable Tennis eThekwini 

Kukhonye iChina emidlalweni yokuhlunga abazokuba yingxenye ye-International Table Tennis Federation (ITTF) World Championship, ezoqala mhla zingama-20 isongwe mhla zingama-28 kuNhlaba e-International Convention Centre (ICC), eThekwini.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abanayo ingcindezi yokunqoba eyoMhlaba

USihle Ngubane ongowomunye wabadlali abazomela iNingizimu Afrika kumqhudelwano weHockey iMen's FIH Hockey World Cup, uthi abanayo ingcindezi engako yokuthi banqobe lo mqhudelwano.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kubashele abagebhule umhlaba kamasipala

Kubonakala lizogaya ngomunye umhlathi kubantu abazakhela imijondolo ezindaweni zikaMasipala weTheku njengoba kuleli sonto abebezama ukudla umhlaba kamasipala ngejozi eSiphingo behlangabezane nezimbila zithutha.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sekuyikwa jombigazi eNyuvesi enedumela

Njengoba izikhungo zemfundo ephakeme zilungiselela ukuvula ngasekuqaleni kukaNhlolanja, kubonakala kusazothatha isikhathi ukuthi kuqalwe ukufunda eNyuvesi iFort Hare e-Alice e-Eastern Cape kulandela izigameko zokusatshiswa kweziphathimandla nabafundisayo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ufuna ukubonga uFohloza ngokwenza kahle enkundleni

Umdlali wasesiswini waMaZulu FC uHendrick Ekstein, ufunge wagomela ukuthi ngeke amphoxe umqeqeshi uRomain  "Fohloza" Folz ngemuva kokumnikeza ithuba lesibili lokugijima kuleli qembu. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Okwehlukene okwenzeke kwezemidlalo nonyaka

Unyaka wezi-2022 kube unyaka obe nezigameko eziningi ezibe zinhle. Kwenzeka lokho nje abantu bebebuya eminyakeni emibili ebe nzima, njengoba bekumiswe izinto eziningi ngenhla yokhuvethe olwasabalala kakhulu ngonyaka wezi-2020. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ibhola selingakuye uRamaphosa inselelo sekuwulibamba lingaphunyuki

Uma uMengameli uRamaphosa nesigungu sakhe esisha esimenyezelwe namuhla benetshisekelo nomfutho wokubuyisa udumo lwe-ANC kuzomele imibhiyozo yabo bayenze babuye nganeno ngoba ubonakala umkhulu umqansa abazowuqwala ekubuyiseni uzinzo enhlanganweni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inkulumo engahle icacise ngokuzokwenzeka kuHulumeni naku-ANC

Emuva kokumenyezelwa njengoMengameli ozophatha ihlandla lesibili osekubhekiwe kuMnu uRamaphosa inkulumo azoyethula mhla zi-8 kuMasingana wezi-2023.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Seledume ledlula lazithatha izihlangu ze-KZN

Usuku lwangesonto mhla zili-18 kuZibandlela luzongena emlandweni njengalelo olumqoka. Lolu kube wusuku lwesinqumo emqhudelwaneni emibili; owokuqala ube yilowo kanobhutshuzwayo weNdebe Yomhlaba lapho bekugadulisana khona iFrance kanye ne-Argentina.  Njengoba bekulindelekile kulo mdlalo bekuqhansa izinhlansi, kungongaphansi nongaphezulu.  Sekungumlando ukuthi lugobile uphondo kwi-France yedlula i-Argentina.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kulokhu zonke izifundazwe zifuna ivenge

Namuhla wusuku lokugcina lwengqungquthela kaKhongolose ebiqale ngoLwesihlanu olwedlule.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ungubani uMnu uCyril Ramaphosa?

Ukunyamalala kwakhe isikhashana kwezepolitiki wangena shi emabhizinisini akuzange kuwucime umlando namagalelo aziwa ngawo ekubeni ungqondongqondo ekubhalweni koMthethosisekelo wakuleli ohlonishwa umhlaba wonke.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ungubani uDkt uMkhize?

UDkt uZwelini Lawrence Mkhize yinsizwa yaseMgungundlovu ezalelwe eWillowfountain. Ucijeke kakhulu kwezepolitiki ngesikhathi efundela ubudokotela e-University of KwaZulu-Natal (University of Natal).

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amasosha azoqapha iziphehli zakwa Eskom

Uma kuya ngokuthi iyakhula ingcindezi ngezinsolo zokusabisa ngokucekela phansi iziphehli zikagesi ezithile ezweni, iningi lazo lingagcina seliqashwa ngokugcwele aboMbutho Wezokuvikela, iSouth African Defence Force.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abayizwisisi kahle ekaMabuyane esifundazweni sakhe

Ezifundazweni eziyisishiyalolunye eNingizimu Afrika, i-Eastern Cape ibalwa nezinye ezisasilele emuva kakhulu kwezentuthuko. Kulokhu iminwe ikhomba kakhulu ondunankulu asebeke baphatha phambilini bonke abaphuma kuKhongolose kusuka kwingwevu uMnu uRaymond Mhlaba.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuye ngamagama enkehli kowamanqamu eQatar

Ngaphambi komdlalo wamanqamu wayizolo weNdebe YoMhlaba, elaboHlanga lithe kulo kuzogqama abadlali ababili abagqoka onombolo-10 kumazwe amabili okuyi-Argentina neFrance.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuzobe kubhekwe kakhulu unombolo 10 nhlangothi zombili eQatar

Eminyakeni edlule lilodwa ijezi ebelihlonishwa kunobhutshuzwayo okungunombolo-10 obungagqokwa inoma imuphi umdlali. ENingizimu Afrika u-Ephraim Matsilele Jomo Sono, wadweba umugqa ukuthi akekho umdlali oyogqoka lenombolo kwi-Orlando Pirates.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Guga mzimba sala nhliziyo: Intomb’endala yenza izimanga ngejubane

Intomb’endala ayizibekile phansi njengoba igila izimanga ekugijimeni. UNkk uHawukeleni MaNdawonde Mtolo oneminyaka yobudala engama-72, waseSiphongweni, eMsinga  ugijima efake "Isidwaba" emidlalweni yabantu abadala ama -Golden Games.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umalamulela waboHlanga

Njengoba kuphela unyaka, abantu abaningi bangesolwe uma bezibuza ukuthi njengoba isimo sezwe sezomnotho sintenga kanje, izinhlaka ezisungulelwe ukuthuthukisa umnotho ngabe zisebenza ngendlela yini futhi zinawo yini umthelela omuhle kubona.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uthando lukanobhutshuzwayo lumwelisile

UMama Joy odume kakhulu ngokulandela i-Orlando Pirates kodwa manje oselandela iRoyal AM, emasontweni edlule wanyelwa inyoni esandleni eqokwa inhlangano ephethe unobhutshuzwayo emhlabeni iFederation International Football Association (Fifa) ukuthi abe ngabanye abalandeli abangama-20 abazoya eQatar beyobuka iNdebe YoMhlaba.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuzophela ubungani kuMbappe noHakimi

Kulindeleke ukuthi kuguge utshani phakathi kweMorocco neFrance, la maqembu azotholana emdlalweni wesibili wowandulela owamanqamu kwiNdebe YoMhlaba.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-KZNA ixhasa umjaho kaMthembu

UMandla Mngomezulu oyisekela Mengameni weKwaZulu-Natal Athletics (KZNA), uthi nakanjani bazoqhubeka nokuseka okwenziwa uBongumusa Mthembu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here