Ezakamuva

Isikhulu se-Ithala senaba ngezinhlelo zokufukula aboHlanga

Omunye wemisebenzi emikhulu yanoma yimuphi uhulumeni ukuthuthukisa ezomnotho. Enye yezinkampani zikahulumeni ezitheswe lelijoka yi-IDFC, kuqala eyayaziwa ngele KwaZulu Finance Corporation. Elabohlanga lihlale phansi neGroup Chief Executive Officer, uPearl Bengu engxoxweni ekhethekile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Phezu kwenkululeko kusakhalwa ngendlela yokuphatha kaSaied

Amaphoyisa aseTunisia abophe osopolitiki kanye nosomabhizinisi owaziwayo, noxhumene nezepolitiki ngempelasonto edlule, kusho abameli babo, ecaleni abezindaba bendawo abathi izinsolo zetulo lokuvikeleka kombuso.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kungekudala uPistorius uzodedelwa ngoshwele

Usuku lwezithandani iValentines Day olugujwa minyaka yonke zili-14 kuNhlolanja luyohlala njalo luyisikhumbuzo sokulahlekelwa ngothandiweyo emndenini wakwaSteenkamp. Izolo ngalolu suku bekuphela iminyaka e-10 lo mndeni wabulawelwa indodakazi yawo uReeva ngesandla sesoka layo okwabe kungumgijimi odume umhlaba wonke u-Oscar Pistorius.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Bami ngakuMaDube abesifazane

Kusuka iqulu elizibiza ngo-Umsinsi Wokuzimilela ligasele emzini kaNdunankulu waKwaZulu-Natal uNkk uNomusa Dube-Ncube eHillcrest, eThekwini ngempelasonto sekube nokuphawula okwehlukene okukhulu kuqhamuka eqenjini elibusayo noMengameli uRamaphosa uqobo. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amaciko achitha amahlebezi koluka AKA

Emuva kokusabalala kwevidiyo ezinkundleni zokuxhumana lapho owesilisa ephefumula ngokufa komculi weHip Hop ne Rap uKierman Forbes obaziwa kakhulu ngelika-AKA, ethi kungenzeka ukuthi abaculi baseThekwini bayazana nokufa kwakhe, nabo sebeziphendulele. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kwenye intsha ‘iyilumbo’ inkulumo kaMengameli

UNhlanhla Ngubane oxoxisane nelaboHlanga ematasa ethumela izicelo zomsebenzi ezindaweni ezihlukene ehlela neCV yakhe izolo, uthi akalilahlile ithemba ngoba uyilalelile inkulumo kaMengameli kepha uxakwa ukuthi pho yena nenye intsha asondelene nayo basala kanjani kula mathuba ahlala emenyezelwa njalo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ituse ukusebenza kanzima intokazi ephume phambili eKing Cetshwayo 

"Ukuphumelela akuyi ngokuthi uqhamuka ekhaya elinjani, ungaqhamuka endaweni yasemakhaya noma emjondolo kodwa uphumelele inqaba nje uma uzazi ukuthi ufunani empilweni".

Lawa ngamazwi aphinyiswe uNomonde Nxumalo izolo ngoLwesine ekhuluma nelaboHlanga eSikhaleni Tvet College.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Iyangokushuba imidlalo ye-ABC Motsepe League 

Iya ngokushuba imidlalo ye-ABC Motsepe League esifundazweni iKwaZulu-Natal njengoba isibalwa esele ngaphambi kokuthi kusongwe isizini yangowezi-2022/23.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
URamaphosa wenze ezinye izethembiso ngenkinga kagesi

Nakuba kungabanga lula ukuthi ethule inkulumo yakhe, kodwa ekugcineni uMengameli uCyril  Ramaphosa ukwazile ukwethula inkulumo engobume besizwe ebibhekwe kakhulu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Khona kucishe kwenzeka inhlekelele

Abaningi kabanakanga ukuthi ukukhipha igama kukaSomlomo lokuthi iNdlu (iPhalamede) iguqile okwesikhashana bekuphuca amandla okuvikeleka kwamalungu e-EFF njengemalungu eNdlu kunika ibutho (Presidential Guard) lezokuphepha kukaMengaleli amandla engeziwe ukuthi enze noma yini ukuvikela iNhloko yoMbuso.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ayashabalala amathemba ngokuphela kwempi e-Ukraine

UNgqongqoshe Wezokuvikela e-Ukraine uthe amathangi amasha anikezwe amazwe eNATO azosebenza “njengesibhakela sensimbi” lapho iKyiv izowasebenzisa ukunqamula  imigqa yokuzivikela yaseRussia.

UMnu u-Oleksii Reznikov, utshele isithangami sezindaba nozakwabo wasePoland ukuthi izimpahla zaseNtshonalanga zezibhamu ezili-155 mm zibalulekile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ingcosana evotile okhethweni lwaseTunisia

UMengameli waseTunisia usole inani eliphansi kakhulu labavotile okhethweni lwasephalamende ngenxa yenzondo phakathi kwabavoti bephalamende, hhayi ukwehla kokuthandwa kwakhe.

Ikhomishini yezokhetho imemezele ukuthi bayi-11.4% kuphela abavotile ngeSonto kukhetho lwephalamende.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Akuqondakali ukuthi uzophelelaphi uPatosi

Uyashuba umbango ngesibabuli somdlali weBafana Bafana u-Ayanda Patosi obangwa ngamaqembu agijima kuDSTV Premiership.

ElaboHlanga lihoshe ngomthombo walo ongashayi eceleni ukuthi uPatosi kungenzeka abuyele eNingizimu Afrika ngemuva kokuhlukana neFoolad yase-Iran.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sichazwe njengesobudlova isenzo seRwanda

NgoLwesibili amasosha aseRwanda adubule indiza yezempi ebisuka eDemocratic Republic of Congo (DRC) athe ingene endaweni yawo (violated airspace) nokuholele ekutheni uhulumeni waseCongo uyisole ngesenzo sempi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ubuyele ekhaya emuva kweminyaka esekudingisweni

Umholi weqembu eliphikisayo eTanzania nowake wangenela ukhetho lubuMengameli uTundu Lissu (osesithombeni) ubuyele ekhaya ngemuva kweminyaka engaphezu kwemibili edingiselwe e-Europe, wamukelwe isixuku esijabule ngoLwesithathu wesonto eledlule, ngemuva kokuthi uhulumeni esuse umthetho owawuvimbela imibuthano yezepolitiki.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ayiqome lapho ethanda khona

UNgqongqoshe Wezangaphandle we-European Union uJosep Borrell usamile ekutheni nakuba iNingizimu Afrika isalokhu ibambisene ne-EU ikhululekile ukukhetha uhlangothi odabeni lwempi ese-Ukraine. UBorrell useNingizimu Afrika futhi uhlangane nozakwabo, uNaledi Pandor, kuleli sonto eledlule

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kugqashuke igoda phakathi kowaduma kwiBafana Bafana neTS Galaxy 

Kuvela ukuthi ligqashukile igoda phakathi kukaSibusiso "Villa" Vilakazi neTS Galaxy. Lezi zindaba ziqinisekiswe umthombo ongaphakathi ongashayi eceleni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Igcine imbuyisile uMaduka iRoyal AM 

Ibuyise umqeqeshi wayo omdala uJohn Maduka iRoyal AM ebhinjelwa izinto muva nje. Ukubuya kukaMaduka kumenyezelwe iRoyal AM, namuhla ngoLwesine ukuthi impela lo mqeqeshi uyena ozohlala ebhentshini laleli qembu njengoba kuqhubeka isizini.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
U-Akpeyi usethole ikhaya elisha

KwelaboHlanga ngeledlule kubikwe ukuthi uDaniel Akpeyi, kusele kancane athole ikhaya elisha nebala lithe lishona elayizolo…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IKhokhasi: Zibandakanye Ngale Kokhetho

INKONYANE: Sikwethulela inkonyane i-KHOKHASI elikufundisa ngokusebenza kwePhalamende nesiShayamthetho.

Khona lapho sichazelana nangokushaywa nokweluswa kwemthetho ngale kokhetho. Konke ngolimi lwakho.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Nakulokhu kungenzeka yini kuvulwe ngeziteleka emanyuvesi?

Seziqalile ukuzwakala izikhalo zaminyaka yonke kubafundi abaphase umatikuletsheni ngokungalazi ikusasa labo ngenxa yengcindezi abayithola esikhwameni sokubasiza ukuqhubeka nezifundo zabo ezikhungweni zemfundo ephakeme iNational Student Financial Aid Scheme (NSFAS).

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Naphezu kwezidumbu phansi azipheli mandla izinyokanyoka

Kusuka inkampani ephakela ugesi i-Eskom iqale uhlelo lokunqamula ugesi ngenhloso yokuwonga, ziyanda izigameko zokufa kwabantu ngenxa kagesi oxhunywe ngokungemthetho.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMeya inesifiso sokufeza iphupho likaMdlokombane ngeSandlwana

IMeya kaMasipala wesiFunda uMzinyathi uMnuz uPetros Ngubane, uthi banesifiso sokufeza iphupho leSILO esabuza uMdlokombane.  Ngaphambi kokuthi sikhothame iSILO sabe sinesifiso sokuthi kwakhiwe umgwaqo ozosuka eShiyane/Rorke Drift uyophela entabeni yaseSandlwana (Intaba engcwele).

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ababhikishi basaqhubeka nokumhlalisa ngesinqe esisodwa uSaied

Ababhikishi badlule kwimigoqo yamaphoyisa ngesikhathi bebhikisha bephikisana nokuqhwagwa kukaMengameli waseTunisia uKais Saied amandla ezwe enkabeni yeTunis ngoMgqibelo, okuwusuku olubalulekile loguquko lowezi-2011 olwaletha intando yeningi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here