Ezase-Afrika

U-Ahmed nemizamo enqala yokubuyisa uzinzo e-Ethiopia

UNdunankulu wase-Ethiopia u-Abiy Ahmed kanye neqembu lamavukelambuso i-Oromo Liberation Army (OLA) baqale izingxoxo zokuthula eTanzania ngoLwesibili, kusho izinhlangothi zombili.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umkhokha wokungqubuzana kwabaholi eSudan useyiva elingabanguleki

Umkhokha wokuphendukelana kwabaholi eSudan kuze kufinyelele ekuchithekeni kwegazi wangena kudala.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Yize ephikwa yizinto u-Odinga usayivubela eKenya

Umfelandawonye wamaqembu aphikisayo eKenya uzimisele ukuxoxisana nohulumeni mayelana nezinguquko zokhetho kanye nezindleko eziphakeme zokuphila, ngenkathi uphinda uqala imibhikisho, kusho umholi weqembu eliphikisayo uRaila Odinga.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isingenwe nayizinhlangano zamazwe omhlaba eyempi eSudan

Amasosha aseSudan abonakale ephumelela ngeSonto emzabalazweni nezimbangi zawo ezihlomile, ngesikhathi eshaya izisekelo zawo ngohlaselo lomoya (airstrikes), kusho ofakazi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kubanjwe umoya ngesimo esimanzonzo e-Amhare

Kuzwakale ukuqhuma kwezibhamu okungenani emadolobheni amabili esifundeni sase-Amhara e-Ethiopia ngeSonto njengoba izinkulungwane zibhikishela umyalelo kahulumeni kazwelonke wokuhlanganisa amabutho akhethekile esifunda emaphoyiseni noma embuthweni wezwe, kusho izakhamuzi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abafuni ukugoba uphondo abaphikisayo eKenya

Ababhikishi bajikijele amaphoyisa ngamatshe enhlokodolobha yaseKenya kwathi abahlaseli bashisa ihhovisi eliphethwe yiqembu likamengameli edolobheni elisentshonalanga ngoLwesine ngesikhathi kuqhubeka imibhikisho yesithathu ebihlelwe abaphikisi bakhe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kugqame inhlese yokukhalinywa kwabezindaba eBurkina Faso

IBurkina Faso isixoshe izintatheli ezimbili zaseFrance ezisebenzela amaphephandaba iLe Monde neLiberation, kusho lamaphephandaba amabili ngeSonto, esola iziphathimandla ngokuzama ukucindezela inkululeko yokukhuluma ngokuhlaselwa okukhulayo kwabezindaba zangaphandle.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-UNSC-1973: Isinqumo esabhubhisa izwe

Mhla zili-17 kuNdasa we-2011 umhlaba wonke, ikakhulukazi i-Afrika yashaywa ngemfe iphindiwe yi-United Nations ngesinqumo eyasithatha…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ITunisia ayiyizwisisi eyabafudukela khona bebaleka

Emasontweni ambalwa ngemuva kokuhlasela okunodlame kwabafuduki 22 eTunisia okwadala ukuthi kube nengozi yokuthi bahambe ngezikebhe zabashushumbisi beya e-Italy, abantu abaningi base-Afrika namanje abanamakhaya futhi abanamisebenzi kanti abanye bathi basabhekene nokuhlaselwa ngokobuhlanga.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Akavumi ukuphonsa ithawula ekuholeni izwe u-Odinga

Amaphoyisa aseKenya aqhumise isisi esikhalisa unyembezi kumholi weqembu eliphikisayo ngoMsombuluko abopha abaphathi bezomthetho eqenjini lakhe ephalamende, ngesikhathi ababhikishi begcwele imigwaqo bebhikishela uMengameli uWilliam Ruto kanye nezindleko eziphezulu zokuphila.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sigcine sikhishiwe isigwebo ngokubulawa kukaDeby

Inkantolo yaseChad igwebe amavukelambuso angaphezu kwama-400 udilikajele ngoLwesibili ngokushona kowayengumengameli u-Idriss Deby, owabulawa ngaphambi kwempi eyayibhekene neqembu lawo ngowezi-2021, kusho ummeli wawo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Baphonsela inselelo imiphumela yokhetho eNigeria

Ongenele ukhetho lukamongameli waseNigeria u-Atiku Abubakar ngoMsombuluko uhole amakhulu abalandeli embhikishweni onokuthula mayelana nekhomishana yokhetho esingethe amavoti angenyanga edlule ikhomishana ethi anqotshwe yilowo obengenele iqembu elibusayo uBola Tinubu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ubuqhwaga be-USA ne-EU busekhona eZimbabwe

I-United States of America (USA) iphinde yakhombisa ubuqhwaga ngokuthi ikhiphe isitatimende ngesonto eledlule ngesinqumo sokuqhubeka…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Baqinisa ubudlelwane njengemizamo yokuhlelembela ezohwebo

Ongqongqoshe bezangaphandle baseBurkina Faso, Guinea naseMali, bonke ababuswa yizikhulu zamasosha baphakamise ubudlelwano besifunda ukuze kube lula ukuhweba kanye nokubhekana nokungavikeleki esifundeni. Lokhu bakuveze esitatimendeni esihlanganyelwe ngesonto eledlule.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Phezu kwenkululeko kusakhalwa ngendlela yokuphatha kaSaied

Amaphoyisa aseTunisia abophe osopolitiki kanye nosomabhizinisi owaziwayo, noxhumene nezepolitiki ngempelasonto edlule, kusho abameli babo, ecaleni abezindaba bendawo abathi izinsolo zetulo lokuvikeleka kombuso.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ingcosana evotile okhethweni lwaseTunisia

UMengameli waseTunisia usole inani eliphansi kakhulu labavotile okhethweni lwasephalamende ngenxa yenzondo phakathi kwabavoti bephalamende, hhayi ukwehla kokuthandwa kwakhe.

Ikhomishini yezokhetho imemezele ukuthi bayi-11.4% kuphela abavotile ngeSonto kukhetho lwephalamende.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sichazwe njengesobudlova isenzo seRwanda

NgoLwesibili amasosha aseRwanda adubule indiza yezempi ebisuka eDemocratic Republic of Congo (DRC) athe ingene endaweni yawo (violated airspace) nokuholele ekutheni uhulumeni waseCongo uyisole ngesenzo sempi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ubuyele ekhaya emuva kweminyaka esekudingisweni

Umholi weqembu eliphikisayo eTanzania nowake wangenela ukhetho lubuMengameli uTundu Lissu (osesithombeni) ubuyele ekhaya ngemuva kweminyaka engaphezu kwemibili edingiselwe e-Europe, wamukelwe isixuku esijabule ngoLwesithathu wesonto eledlule, ngemuva kokuthi uhulumeni esuse umthetho owawuvimbela imibuthano yezepolitiki.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ziyaphela ziqothwa buthule abahlaseli izintatheli

Isidumbu sentatheli edumile yaseCameroon sitholwe ngeSonto eduzane nenhloko-dolobha iYaounde ngemuva kwezinsuku ezinhlanu ithunjwe abahlaseli abangaziwa,…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Impi engenamkhawulo e-Etrea isiyenze kwanda abafuduki

Inqwaba yamasosha ase-Eritrea ashiye idolobha laseShire esifundeni sase-Ethiopia iTigray lapho abelwa khona ukweseka amasosha kahulumeni ngesikhathi sempi yezakhamuzi yeminyaka emibili, kusho isakhamuzi kanye nabasebenzi ababili bosizo oluphuthumayo ngoMgqibelo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
EzikaMuseveni zidube iChina ngokungagcini isivumelwano

I-Uganda isinqamule inkontileka yayo nenkampani yaseChina okuyiChina Harbour and Engineering Company Ltd (CHEC) yokwakha ujantshi oya emngceleni waseKenya futhi manje isicubungula isivumelwano nenkampani yaseTurkey, isikhulu esiphezulu sitshele abeReuters ngoLwesihlanu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ababhikishi basaqhubeka nokumhlalisa ngesinqe esisodwa uSaied

Ababhikishi badlule kwimigoqo yamaphoyisa ngesikhathi bebhikisha bephikisana nokuqhwagwa kukaMengameli waseTunisia uKais Saied amandla ezwe enkabeni yeTunis ngoMgqibelo, okuwusuku olubalulekile loguquko lowezi-2011 olwaletha intando yeningi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Phezu kokuzimela i-Afrika isalibhande mnqakiswano, kusagilwa kuyo imikhuba

Ukwehla kwefulegi labacindezeli kuphakame elezwe elisha elikhululekile iGhana nokwaba ngokokuqala e-Afrika kwaletha ithemba nogqozi kwabaningi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Bazokha ngankezonye: Kwembulwe ikhasi elisha kweyase-Ethiopia

Isibopho esizoqeda ukuphalala kwegazi.
Inhlokomo yokuhlangana kwemihlathi eyazanayo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here