Amakhulu abantu baseTunisia babhikishe enhlokodolobha bephikisana nobubha, amanani entengo aphezulu kanye nokushoda kokunye ukudla, nokukhuphule…...
Amasosha aseSomalia adlelana nohulumeni abulale amasosha angama-45 e-al Shabaab amanye anqunywa amakhanda njengoba izakhamuzi zasezifundeni…...
Abaholi bezempi baseSudan bavumelene ngokuqokwa kukandunankulu kanye nenhloko ngamalungu ezepolitiki, ngokusho kukaJenene uMohamed Hamdan Dagalo…...
INkantolo yoMthethosisekelo e-Angola yenze isinqumo esingujuqu sokuchitha isikhalazo esifakwe yilabo ababe ngabesibili okhethweni lwangoNcwaba ababefuna…...
Emuva kokuphawula okwehlukene kubantu baseNingizimu Afrika, amaqembu ezepolitiki, nezinhlangano zomphakathi ngenkulumo kaMphathiswa Wezempilo eLimpopo uDkt…...
Ubuholi beqembu elisha lezepolitiki eZimbabwe okuyi-United Zimbabwe Alliance bathi bazimisele ukuqalisa ukubusa kwezombusazwe kuleli lizwe…...
Leli ngelinye lamazwe elalingene lagamanxa ezindabeni zaseNingizimu Afrika ngesikhathi sobandlululo. Amasosha akuleli ayenezinkambi e-Angola ayehambisana…...
Kubantu abaningi ezwenikazi i-Afrika uma becabanga ngendawo abangapepenyeka kuyo ngamaholidi, isiqhingi iMauritius asisali. Sidume ngezintaba…...
Isonto elisongwayo liyongena emlandweni weMalawi nomhlaba wonke ngenxa yesinyathelo sikaMengameli wakhona uDkt uLazarus Chikwera ohlakaze yonke ikhabhinethi yakhe kungazelelwe ekhala ngenkohlakalo
Leli lizwe kungenzeka lubambe ukhetho ngaphambi kwezinguquko okuhloswe ngazo ukulungisa ukungabikhona kozinzo kwezepolitiki. Nohulumeni ufuna…...
IBotswana iyizwe elise-Afrika eseningizimu enhla neNingizimu Afrika eliwumhlaba ovulekile elingenalo ulwandle.
Leli lizwe elibuswa yiNgwenyama ligubuzelwe yimibhikisho ehambisana nokubulawa kwabantu, kushiswa izakhiwo abantu befuna uMswati Wesithathu ehlise abakubiza ukuxhashazwa kwemali nokuphila impilo ewubukhazikhazi.
Kuqhume ibhomu ebelicushwe emotweni ngumnikazi wayo ngaphandle kwesikole enhlokodolobha yaseSomalia lapho kufe khona abantu abayisishiyagalombili…...
NgoNhlaba uHulumeni washintsha iziphathimandla zombuso ezifundazweni zaseNyakatho yaseKivu nase-Ituri wafaka amaphoyisa namasosha emzamweni wokuthuthukisa amashumi eminyaka ezindabeni zokuphepha esifundeni esicebe ngezimbiwa.
Abantu abakwazanga ukuwela eKhartoum besuka e-Omdurman kanye nelinye idolobha elingasenhlokodolobha, iKhartoum North, ngenxa yokuthi abezokuphepha babevale amabhuloho omfula iNayile
UGetachew uthe abekho abalimele futhi akanalo ulwazi ngokuhlaselwa endaweni ekuthiwa ikwa-Adwa.
Umbiko wamaphoyisa ngokubhikisha kwabasebenzi bakaHulumeni ngoLwesithathu uthe abezokuphepha badubule umbhikishi oyedwa ngenhlamvu yenjoloba, kodwa amaphoyisa abengenalo irekhodi lokufa kwabantu ngesikhathi sezinxushunxushu.
Ukuba khona kwamaphoyisa amaningi kakhulu kumise noma iyiphi imashi ezansi eHabib Bourguiba Avenue enkabeni yeTunis, kepha yize abanye bababhikishi bejikijela amabhodlela epulasitiki, akubanga khona kungqubuzana
ISudan yaba yisikhungo sokukhwabanisa imali nokuxhasa ngezimali ubushokobezi
UNdunankulu uChoguel Maiga akakuqinisekisanga ukuthi ngabe uHulumeni usezingxoxweni nanoma yiliphi.
Ukhetho lukazwelonke, oluhlelelwe uZibandlela zingama-24, lwagqugquzelwa njengendlela yokuqeda le nkinga yaseLibya eyathatha iminyaka eyishumi.
Izwe i-USA likhathazeke kakhulu ngokulwa ezingxenyeni ezithile zase- Ethiopia, kusho uMnyango Wezwe wase-USA ngoLwesihlanu, unxenxa…...
NgoLwesithathu, kuvele ukuthi abavumelani abaholi ababili abanohlonze baseSomalia ngemuva kokuthi beqoke abantu abahlukene ukuba bahole…...
Akukacaci ukuthi ngobani ababedubulana. Isikhulu esiphezulu kuhulumeni sithe uMengameli u-Alpha Conde oneminyaka engama-83 akalimalanga kodwa akazange anikeze eminye imininingwane.