Now Reading
Sekusezandleni zomphakathi ngohlu lwamagama
Dark Light

Sekusezandleni zomphakathi ngohlu lwamagama

Sekusezandleni zomphakathi ukuba ucubungule amagama alabo abazomela amaqembu abo ePhalamende naseZishayamthetho kulandela ukuba iKhomishini Ezimele Yokhetho iwasabalalisile ukuze kuzwakale uvo lomphakathi.

Ukuvalwa kohlelo lwezikhalo eziqhamuka emphakathini ngamagama kuzoba yikusasa ngoLwesithathu ngehora lesihlanu ntambama. Amaqembu amakhulu yiwo abebhekwe kakhulu ngamagama alabo abazowamela ePhalamende nakuZishayamthetho.

Uhlu lwe-African National Congress njengokulindelekile luholwa umengameli wale nhlangano uMnu uRamaphosa. Emuva kokuzenelisa komphakathi uhlu luyobe selubuyela emuva ku-IEC nayo iphinde yenze olwayo ucwaningi. Labo abayokwazi ukuphumelela bayobe sebenikwa izitifiketi mhla zi-12 kuMbasa okuyobe sekusho ukuthi bakulungele ukumela amaqembu abo ephalamende.

Uhlu lwabayomela i-African National Congress:

  • MATAMELA CYRIL RAMAPHOSA
  • SHIPOKOSA PAULUS MASHATILE
  • SAMSON GWEDE MANTASHE
  • MAROPENE LYDIA RAMOKGOPA
  • RONALD OZZY LAMOLA
  • THEMBISILE PHUMELELE NKADIMENG
  • SIHLE ZIKALALA
  • KHUMBUDZO PHOPHI SILENCE NTSHAVHENI
  • NOKUZOLA GLADYS TOLASHE
  • PINKY SHARON KEKANA
  • DAVID MASONDO
  • MMAMOLOKO TRYPHOSA KUBAYI
  • MBANGISENI DAVID MAHLOBO
  • TANDI MAHAMBEHLALA
  • MOLAPI SOVIET LEKGANYANE
  • TSHEHOFATSO MEAGAN CHAUKE
  • KGWARIDI BUTI MANAMELA
  • BERNICE SWARTS
  • EDWARD SENZO MCHUNU
  • LYDIA SINDISIWE CHIKUNGA

Uhlu lwabayomela iDemocratic Alliance:

See Also

  • JOHN HENRY STEENHUISEN 
  • ASHOR NICK SARUPEN
  • DION TRAVERS GEORGE 
  • SBONGISENI GERALD VILAKAZI
  • ANDREW GRANT WHITFIELD
  • WERNER HORN
  • RAESETJA JANE SITHOLE
  • LEONARD JONES BASSON
  • WILLEM ABRAHAM STEPHANUS AUCAMP
  • MMOBA SOLOMON MALATSI 
  • GLYNNIS BREYTENBACH 
  • SIVIWE GWARUBE
  • NATASHA WENDY ANITA MAZZONE Verified
  • CATHLENE LABUSCHAGNE
  • MATHEW JOHN CUTHBERT
  • LEON AMOS SCHREIBER 
  • DIANNE KOHLER 
  • BRIDGET STAFF MASANGO
  • ERIK JOHANNES MARAIS 
  • THEMBISILE ANGEL KHANYILE

 Uhlu lwabayomela i-Inkatha Freedom Party:

  • VELENKOSINI FIKI HLABISA 
  • NAREND SINGH  
  • MKHULEKO HLENGWA 
  • MANGAQA ALBERT MNCWANGO 
  • ZANDILE MAJOZI
  • LIEZL LINDA VAN DER MERWE 
  • NTUTHUKOYEZWE ZUZIFA BUTHELEZI
  • NHLANHLA MZUNGEZWA HADEBE
  • DALSY BANTLHOI MANGANYI
  • ALBERT SEPATAKE MOKOENA 
  • ANTHONY CHRISTOPHER MITCHELL
  • THOKOZANE SABELO MDLULI 
  • NDLELENHLE NDODA GUMEDE
  • VICTORIA THOBEKA MNTAMBO
  • MUHANELWA MUNDALAMO 
  • YVONNE KESEBELWANG PHAKOE 
  • MAGDALENA DUDUZILE HLENGWA 
  • MONDLI CYRIL FUNEKA 
  • GODSLOVE LUNGANI MAGUBANE
  • MZOKUTHULA MZOBE 
  • SIKHUMBUZO CLEMENT GAMA

Uhlu lwabayomela i-Economic Freedom Fighters

  • JULIUS SELLO MALEMA 
  • NTOMBOVUYO VERONICA NKUNA 
  • NYIKO FLOYD SHIVAMBU 
  • OMPHILE MANKOBA CONFIDENCE MAOTWE
  • MARSHALL MZINGISI DLAMINI
  • POPPY RAISIBE MAILOLA 
  • GODRICH AHMED GARDEE 
  • HLENGIWE OCTAVIA MKHALIPHI 
  • MBUYISENI QUINTIN NDLOZI
  • LEIGH-ANN MATHYS
  • DALUXOLO CHRISTOPHER MPOFU
  • NONTANDO JUDITH NOLUTSHUNGU 
  • YAZINI TETYANA 
  • MBALI DLAMINI
  • VUYANI PAMBO 
  • MMABATHO OLIVE MOKAUSE 
  • SINAWO THAMBO 
  • MATHIBE REBECCA MOHLALA 
  • SIHLE LONZI 
  • NGWANAMAKWETLE RENEILOE MASHABELA  
Scroll To Top