Ukuqala kwenyanga uNhlangulana, kwamukelwe ngokukhulu ukujabula ezinkundleni zokuxhumana, ikakhulukazi kuTwitter. Akungithusi ukubona abantu abasha bejabulela…...
Sincane isibalo saboHlanga, abanemizwa yezimfundiso ezinhle zasemakhaya mayelana noMdali, namathongo, nabadala nabaphansi ezihlanzekileyo ngabo zase-Afrika…...
Ngesikhathi sobandlululo izinto eziningi ezisiza umphakathi zazizinze ePitoli, namanje kusenezinto okusenzima ukuzithola Uma kukhulunywa ngenkululeko…...
Eminyakeni eyedlule izikhondlakhondla zamaqembu afana neManchester United edlala kwelamaNgisi neKaizer Chiefs egijima kuDStv Premiership bazakhele…...
Kusukela emandulo aboHlanga bebezasiza izinkanyezi nomkhathi. Indlela yokuphila kwaboHlanga ibincike emvelweni nokujula kwayo. Ngangokuthi imikhosi…...
Asibeni neqiniso nsuku zonke uma sithi singaboHlanga base-Afrika. Nokuthi abamhlophe bafika bengeza phezu kolwazi esilwaziyo,…...
Kukhona ababhubhile, ababhujelwe, ababhubhile batholakala, ababhubhile abangatholakala kwaguguleka amathuna kwalimala impahla Izikhukhula ezihlasele isifundazwe seNdlovukazi…...
Izinga labantu abangibhalele ezinkundleni zokuxhumana kanye nabangishayele ucingo besho ukuthi bayafuna ukufunda kanye nokuqhubeka nezifundo…...
Akube okwansuku zonke ukuzigqaja nokuqhakambisa ngefamlando lase-Afrika emhlabeni wonke. Sibe nentshisekelo yokwakha ifagugu elihle nelinenhlanzeko…...
Ngokujwayelekile kuba yizimoto ezingekho emthethweni kodwa indlela isimo semigwaqoesiyiso sekuyiyona engekho emthethweni Sisempini yale migodi…...
Bengikhuluma nabantu abasha ezinsukwini, sixoxa ngezinkinga ezikhungethe umuntu omusha kuleli kanye ne-Afrika yonke. Kungijabulisile ukubona…...
Akadunyiswe uMdali! Ukuthi kuyimvelakancane ukuzazi nokuziqonda useneminyaka emihlanu. Nangokuhle empilweni yakho neyabanye njengamanje. Hhayi ukungcola…...
Abanye basebenzisa ipolitiki ukugxibha amakhansela kube sengathi awenzi lutho ngoba nakhu kungelinye iqembu eliphethe Isifundazwe…...
Ukhuvethe alubulalanga abantu kuphela kodwa ludale usguquko ezintweni eziningi umhlaba wonke jikelele. Ukuvalwa kwamazwe kanye…...
Uma aboHlanga ngizibale nami, singasakwazi, sesinokuziqhenya nokuzasiza, sesinokukhathala ekubhaleni ngathi ngolimi lwebele, kufanele sibhalelwe ngobani…...
Isimo sezulu sifake usawoti esilondeni phezu kosizi lowoHlanga. Siphenyeke izinqe ngengqalasizinda engekho esimweni. Le mvula…...
Kushaqisile ukubona izingane zintongela isidana umthunzi wezinkukhu esikoleni Engikubone kwenziwa yizingane phakathi emagcekeni esikole esifundazweni…...
Sonke sazi ukuthi ukubingelela, ukubingelelana nokuvalelisa kusho inhlonipho ebantwini noma esintwini emhlabeni jikelele. Abanye bathi…...
Izimvula ezidlule nemphefumulo, zashiya abantu besele dengwane, zingifundise isifundo esibalulekile. Ngivele ngakhumbula iNcwadi Engcwele uma…...
Ake sithi noma asibeke ngokuthi, aboHlanga kubalwa nabamhlophe banesimo esisodwa esifanayo. Esihlukile, ngokobuhlanga ayilona, ngokobuzwe…...
Azikapholi izilonda kodwa azisabhibhi. Ukuze siphole kahle isilonda sidinga ukunakekelwa ngokuthi sigezwe, sisulwe, sigcotshwe bese…...
Bengilalele inkulumo kaMengameli ezinsukwini lapho echaza ngesinqumo sikaHulumeni kanye noMnyango Wezempilo sokususa imithetho yokhuvethe evula…...
Amaphupho abelungu bawaveza engqayini ehlukene, singanaki ukuthi baqinisekisa, ukuthi iphupho liyinto ekhona. Amaphupho ayashabalala, aqhele,…...
Ukushonelwa yilanga kwesizwe samaZulu mhla zilishumi nambili kuNdasa wezi-2021 lapho lalingashonele uZulu yedwa kepha lalishonela…...