Ngiyafisa ukuba ngelinye ilanga aboHlanga ofundile nongafundile bakumele bangakungabazi ukuba ngaboHlanga. Kuyaye kudumaze sewubona aboHlanga…...
Ngisishayela izandla futhi ngiyasincoma isinqumo soMnyango Wezemfundo emazingeni aphansi sokuqhubeka nokwandisa uhlelo lokusetshenziswa kolimi lwebele…...
INkosi uVukile Shembe yasEkuphakameni yake yakhuluma indaba yabafana ababili ababekhuliswe nguyise. Uthi uyise wayebakhulise ngendlela…...
Kunenkinga yokusinisa amahleza e-Afrika, aboHlanga nemiphakathi abanikwe amagunya okuhola amazwe, ohulumeni, omasipala, izinkampani, izindawo zasemakhaya,…...
Uke wazibuza ukuthi kungani uguquko esilulangazelela kangaka lungenzeki eNingizimu Afrika? Ziningi izinto esikhala ngazo futhi…...
Kusasehlula ukuthi sinokwehlukile noma unokwehlukile, ngokuhlukile kobungubuwena nobukunguwe eningini, hhayi omunye umuntu. Ubungubuwena bokunguwena bokwehluka.…...
Namuhla sihlangene lapho sekusele izinsuku ezingaphansi kwesonto sikhumbule lokho okwasehlelayo ngoLwesihlanu ekuseni mhla zilishumi nambili…...
Kunokuzindla kwabantu ezingxenye lapho ngazibuza ngaziphendula njengabo ukuthi, ososayensi babelungu base-Europe nase-United States of America,…...
Akuvamisile ukuba uzibuze ukuthi ngabe ungowalelo khaya ngempela yini. Ngabe ungowalelo lizwe ngempela yini. Abanye…...
Kunomuntu onesipho esiyisimangaliso uma engasisebenzisa ngobunono nangendlela ehlelekile, owabo bangavuka qingqo othulini lobuvila nokugqilazwa yimicabango…...
Ukungaphumeleli umatikuletsheni kuza nobukhulu ubuhlungu kanye nenkulu ingcindezi ezinganeni nakubazali. Njengomfundi ongaphumelelanga kukwenza uzibone uyisehluleki…...
NgoMsombuluko zingama-21 kuNhlolanja bekuwusuku lapho umhlaba wonke jikelele ubungaza ukubaluleka kolimi lwebele. Incithabuchopho yezwekazi lase-Afrika…...
Wangicela ukuba ngingahambi uMnu uLinganathan Govender abambiza ngoDan waseReservior Hills, osebenza eColour Copy Centre, eThekwini,…...
Njengoba kuyiviki lokuqwashisa intsha kanye nokukhuza umkhuba wokuzibulala kwabantu abasha kuleli, kubalulekile ukuthi singagcini ngokukhuluma…...
Kubukeka sengathi kulukhuni ukuthuthukiswa kwezilimi zebele ngabanikazi bazo lezo zilimi. Ngenxa yobudedengu nokuyinto yokuqala eyenziwayo.…...
Umlando awusona isithutha futhi awukhohlisani! Awusoze wakuholela Ophathe. Uyisibuko sesizwe nezizukulwane nempumelelo yethu igabavula kulowo…...
Inhlosongqangi yaboHlanga yababeyi-ANC nababengeyona isabizwa ngeSouth African Native National Congress, iSANNC, yayingobunye baboHlanga nodaba lomhlaba.…...
Kuyakhanya ukuthi indoda ukuba ibe yindoda kunezimiso nemigomo
Ngicabanga ukuthi ukuvinjelwa kanye nokwenqatshelwa kwabafundi, ikakhulu aboHlanga, ukuthi bazifikele bona nqo ezikhungweni zemfundo ephakemi…...
Mangibonge ithuba kwelakho elihamba phambili iphephandaba. Ngiloba nje ngithintwa yisenzo esenzeke ngoMgqibelo esisuka kuwo mhla…...
Isihe nesihawu sishile kwezinye izinhliziyo, kweminye imizi, kwamanye amazwe nasezingxenyeni eziningi zomhlaba. Umuntu uma usumshaye…...
Abadayisi boHlanga abazimele ngasemigwaqweni nakwezinye izindawo, bangabantu abanemvelaphi yomlando okungelula ukuwuqonda. Kudingeka ube nesikhathi sokwazisana,…...
Kungumsebenzi wethu sonke njengesizwe ukuqinisekisa ukuthi ukhuvethe alwedluleli kwabanye abantu ngokufaka izifonyo uma siphakathi kwabanye…...
Uma kuqala unyaka kunengoma ehlatshelelwayo nenkondlo evame ukuhaywa yisintu. Imigqampinda ivame ukuba nala manothi, “Kulo…...