Njengoba sekubalwa izinsuku ukuba isongwe iNyanga Yabesifazane ezweni singekhohlwe ukubalula omunye obambe elikhulu iqhaza ekuqhakambiseni imisebenzi…...
Ukusebenza nenkakha kwezokulingisa uMandla Thabethe (Bhongo) emdlalweni wamahlaya kuthelevishini eminyakeni edlule yikho okwamvulela indlela uThabo…...
Ungumlingisi, umkhangisi wengqephu, aphinde abe ngusozinyama okhokhelwayo. Izinto azenzayo nje zizodwa empilweni zisho lukhulu ngaye.…...
Ukwanda kweziteshi zethelevishini nokungenisa kwabalingisi boHlanga kwenza kube nzima ukukwazi ukubalandela bonke, imidlalo abalingisa kuyo…...
Uma ukhuluma ngegama likaSenzo Dhlomo, elinye igama elifika ngokushesha emqondweni kuba ngelikaJason. USenzo wayengomunye wabalingisi…...
Waba nesandla esikhulu ekutheni abesifazane bamukeleke futhi bazizwe bekhululekile njengamapantsula. Umculo nezingoma zakhe zabuye zashayelela…...
Uma uvelelwa yithuba lokulingisa indawo yomshayeli wetekisi emdlalweni wethelevishini noma weshashalazi, kumele ube ngumuntu ozokuveza…...
Uhlukile kwamanye amaciko aseNingizimu Afrika okuvamise ngokuthi abeke phambili ukuthi aphuma emindenini yosaziwayo okwenza nendlela…...
Uyimbongi, umkhiqizi wamafilimu, umdidiyeli wemidlalo, intatheli, umdlali weshashalazi, umqondisi nombhali wemidlalo. Lokhu kuwubufakazi bokuthi likhulu…...
Bangacishe babe baningi abadidekayo uma kubizwa igama lakhe langempela ngoba uzakhele udumo ngegama ayelingisa ngalo…...
Ekulingiseni ukholelwa ekutheni indawo onikwe yona ukuba uyilingise kumele uyidlale ngendlela yokuthi ababukeli bagcine sebekholelwa…...
Uchungechunge lokuhlonza ikhono kubaculi olwaluxhaswa yinkampani yesiphuzo esihlohlozelayo iCoca Coca olwalaziwa ngamaCoca-Cola Popstars olwalukhona eminyakeni…...
Uma kukhulunywa ngegama lomlingisi uMagic Hlatshwayo okufika kuqala kubabukeli bethelevisini abadala imidlalo eminingi ayelingisa kuyo…...
Abaningi baqale ukumbona emdlalweni owuchungechunge wethelevishini, iSibaya kodwa iqiniso lithi uThuli Thabethe ungumakadebona womlingisi osebonakale…...
Esikhathini samanje sokusabalala kwezinkundla zokuxhumana nokuba khona kwemidlalo eminingi ewuchungechunge kuthelevishini, akuselula ukwazi bonke abalingisi…...
Akagcini ngokuba isimomondiya esinogazi kubalandeli bakhe kuthelevishini, kodwa okunye ahluke ngakho uSonia Mbele ukuthi ukwazi…...
Ukubamba itoho kwaShoprite Checkers ngesikhathi esabheka umsebenzi ayewufundela esikhungweni semfundo ephakeme akuzange kumfake amahloni kozakwabo,…...
Uma kukhulunywa ngendawo yaKwaZakhele esifundazweni i-Eastern Cape into efika kuqala kwabaningi isibhakela. Le ndawo idume…...
“Mhla Laduma” Lona ngumdlalo wethelevishini owawushisa izikhotha owawukhonjiswa ngonyaka we-1985 nokuyiwona okwagqama kuwo umlingisi uGlen…...
Nanamuhla uma kuzwakala umnkenenezo wengoma iSarafina eyabe iyisihloko somdlalo weshashalazi owabhalwa yinkakha uMbongeni Ngema, igama…...
Eminyakeni eyisishiyagalolunye eyedlule ababaningi abantu bakuleli abangabalandeli bomculo abebemazi uBongezizwe Mabandla. Le nsizwa yakwaTsolo esifundazweni…...
Ikhono lakhe ekushayeni umakhweyana, isigubhu, isitolotolo nokuba ngumzwilili kwamdonsela amehlo nedumela emazweni omhlaba. Loyo nguMntwana…...
Empilweni bakhona abantu okuphilwa nabo benganakiwe kuthi uma bengasekho bese kuba yima kubonakala ukuthi kwabe…...
Sekujwayelekile ukuthi iciko elingene ngomculo kwezikaqedisizungu ligcine seliveze elinye ikhono ebelicashile njengokulingisa nje. Elinye lamaciko…...