Igama asedume ngalo umhlaba wonke akubanga lula ukulithola kwazise wayesedlule ezimweni ezinzima zempilo.
Njengoba kulezi zinsuku iNigeria igubuzelwe yifu elimnyama lodlame, imibhikisho ehambisana nokufa kwabantu emuva kokhetho lukaMengameli, abantu bakuleli lizwe bakhumbule inkakha yomculi eseyalala uSonny Okosun.
UJonathan Paul Clegg, wazalwa ziyisi-7 kuNhlangulana kowe-1953 wayengumculi waseNingizimu Afrika, umculi-umbhali wezingoma, umdansi, isazi semvelaphi…...
Ukucula ngezilimi ezihlukene zesintu zezwe azalelwa kulo iMozambique ngenye yezinto ezenza umculo wakhe ungene ugxile kubantu.
Ubalwa nemizwilili yomhlaba eqokelwe ukunandisa emcimbini omkhulu wokubekwa ngokusemthethweni kweNkosi yamaNgisi ngoMbasa uPretty Nyende
Ekukhuleni kwakhe wayefisa ukuba nguthisha, umculo kwaba yinto angena kuyo ngoba eselahlela kanti yilapho ubizo lwakhe lukhona.
Ziyofa izinsizwa kuyosala izibongo. Lesi sisho sivamise ukuzwakala uma kuhambe iqhawe eliyibekile induku ebandla. Inkanka yeciko elalingumculi laseZambia uPaul Ngozi lingena khaxa kuso.
Ngonyaka we-2004 wahlonishwa ngendondo iGrammy nge-albhamu yakhe esihloko sithi Voz d’Amor.
Ezweni azalelwa kulo iZimbabwe waziwa njengendlovukazi yembira. Leli yiciko uStella Rambisai Chiweshe, owazalwa ngoNtulikazi we-1946 endaweni esemakhaya iMhondoro esifundazweni iMashonaland.
Ukwanda kweziteshi zethelevishini nokungenisa kwabalingisi boHlanga kwenza kube nzima ukukwazi ukubalandela bonke, imidlalo abalingisa kuyo…...
Okubonayo izithombe ezingenamibala ngaphandle komnyama nomhlophe. Kuzo kunobuso noma umzimba wowesifazane waboHlanga. Kwesinye umbona ezisonte…...
Enye yezinto eyinqaba ngathi sintu wukuba namaciko. Laba ngabantu besilisa nabesifazane, abadala nabancane abaphathiswe okwehlukule…...
Indawo yaseHarding ingezinye yezindawo ezike zabasematheni, ngokuthi inhlamvu into eqhuma noma inini kufe abantu. Lokho bekwenza amalunga omphakathi uhlalele ovalweni.
Uzoyivala eThekwini ikhonsathi yakhe yosuku olulodwa ebizwa ngeSun Tour uhambo lokubuyela ekhaya uLanga Mavuso emuva kokushiya…...
Esikhathini esiningi intsha yakuleli efunde ezikokeni okwabe kungezezinhlanga ezithile kuphela lapho kuvetezwa khona isilungu lize…...
Emidlalweni eminingi alingisa kuyo kusuka kweyeshashalazi, eyethelevishini neyomoya akukho lapho eshiya khona kungakhalwa ngenxa yekhono,…...
Umlingisi uNqobile “Nunu” Khumalo wazalwa zili-15 kuMbasa we-1992 esifundazweni iMpumalanga. Umndeni wakhe udabuka eSwatini. Ngesikhathi…...
Uma ekhuluma ngokubhala uthi kumele ujule futhi ube ngumuntu okufundayo okubhalwe ngabanye ngoba kumele ukuqonde…...
“Intokazi yaseNingizimu Afrika eshaya ngezwi elipholile nohleko olungelinganiswe nalutho ifika kuzwakale uma isingene esiteji noma…...
Ungambiza ngoLaqhasha, uMhlongo, uDavid, uZebedee Matabane, uDlomo, uJohn okanye uPrince Moseki Kwena. Ekugcineni lokho kumkitaza ngaphakathi uDon…...
Ukushiywa nguyise emhlabeni eneminyaka emine vo kwamqinisa empilweni uNelisa Mchunu okumanje umphakathi waseWartburg neKwaZulu-Natal yonke…...
Ukuqala ngokuba umkhangisi wengqephu yikhona okwamvulela amasango ekulingiseni u-Andile Mxakaza. Baningi abalandeli bakhe nababukeli bethelevishini…...
Ukulingisa kumele kuhambisane futhi kwesekelwe nayimfundo. Lawa ngamazwi kaBongani Gumede owazakhela ugazi kubabukeli bethelevishini elingisa…...
Nawe Madundube awumncinyana. Lesi sisho sivamise ukuzwakala lapho kusuke kutuswa indawo thile umuntu ovelele okanye…...