Ngingomunye wabantu eminyakeni edlule abayigxeka kakhulu indaba yokuthulwa kwe- Video Assistant Referee (VAR), ebholeni likanobhutshuzwayo.…...
Kusuke kuqinisiwe uma kuthiwa kuncane ongeke wakwenza uma unenkece. Muva nje amaqembu aseSaudi Arabia asengene…...
Kuliqiniso ukuthi okwenziwe iBanyana Banyana akuyona neze into encane. Elakuleli liphume koweLast 16 eNdebeni YoMhlaba…...
Kusazophela iminyaka ngaphambi kokuba abantu besifazane bahlonipheke kuleli kwala noma kuthiwa benza kahle kanjani.
Isifundazwe iKwaZulu-Natal sibalwa njengesifundazwe esinabadlali abaningi bakanobhutshuzwayo abanekhono eliyisimanga. Le nkulumo ijwayele ukushiwo abahlaziyi bakanobhutshuzwayo,…...
Isizini yeDStv Premiership iphelile emasontweni amabili edlule, yinye into eyabe ibhekekile okwabe kuwukuthi iliphi iqembu…...
Ngeledlule isongiwe imidlalo yesizini yangowezi-2022/23 yeDStv Premiership, okusele manje umdlalo wamanqamu eNedbank okusasa phakathi kwe-Orlando…...
Kule mpelasonto kuyaphela ngemidlalo yeDStv Premiership kusizini yangowezi-2022/23. Le ligi ingenye yamaligi ahlonishwayo lapha ezwenikazi…...
Kusukela ngoLwesine odlule kwaze kwaba uMsombuluko bekuphithizela kakhulu kwazise bekuyimpelasonto ende, okunye bekuphela nenyanga. Ilabo…...
Noma kuthiwa ukhuluma nayiphi inkakha kanobhutshuzwayo, into ezoyisho kuwena ukuthi kumele kubuyiswe ibhola lezikole.
Ngokwenkolelo yami, ngikholelwa ekutheni entweni kumele ushiye ngesikhathi abantu besakuthanda, kungaze kube ukuthi usuyiqaqa kubantu.…...
Sekusemome ngaphambi kokuthi kwaziwe ukuthi iliphi iqembu elizomela isifundazwe iKwaZulu-Natal emdlalweni yokuhlungela ukungena kuligi yesibili…...
Siyabonga ngokwenziwe iBafana Bafana ngoLwesibili, ukuthi izibekisele indawo kumqhudelwano walapha ezwenikazi i-Africa obizwa ngokuthi i-African…...
Umqhudelwano iNedbank Cup udinga ukushayelwa elikhulu ihlombe ngendlela ohleleke ngakhona. Lo mqhudelwano oxhaswe abebhange uNedbank,…...
Ngeledlule iMarumo Gallants isebenzise okokuqala inkundla iFree State Stadium, njengenkundla yayo yasekhaya kusukela ifuduleke khona…...
Kuqinisiwe makuthiwa izolo alisoze lafana nenamhlanje. Ngiyakhumbula ngisemncane ngifunda isikole kwakuthi uma kuzodlala iSoweto Derby,…...
Ngeledlule ngihambele imidlalo ye-Safa ABC Motsepe League eSj Smith eWema lapho bekudlala i-Ethekwini Coastal no-Umsinga…...
Ngaphandle kokucwasana ngobuhlanga okuvamisile kodwa engikubona kakhulu lapha eNingizimu Afrika, ukucwasana ngobulili okuhamba phambili. Namuhla…...
Kunobhutshuzwayo babili abantu engibona ukuthi babanebhadi lokuthi kuphunywe nabo iqhubu, uma iqembu lingenzi kahle ngaleso…...
Impumelelo akuyona into olala namhlanje uvuke ngakusasa isikhona. Kungathatha iminyaka uzama uhluleka kothi ngelinye ilanga…...
Ngibingelele abafundi belaboHlanga ngithemba amaholidi abe mahle, ngibafisela engathi bengaba nonyaka omuhle noyimpumelelo. NgoZibandlela nyakenye…...
Ukuphuma kweChiefs kwi-MTN 8 ikhishwa AmaZulu FC ngeledlule, kugcizelelile ukuthi ngempela kusazothatha isikhathi leli qembu liphinde lijabule njengoba belenza eminyakeni edlule.
Kuhle ushiye entweni abantu besakuthanda, ungayeki ngoba iminyaka ingasakuvumi imvamisa uma wenze njalo uyeka usuyiqaqa kubantu yize kade bekuthanda.
Uma uhambele imihlangano yezamankomane, esuke ihlanganise ophromotha, izimenenja, abaqeqeshi, amabhokisa okusuke kukhulunywa kakhulu indlela ewumhlahlandlela…...