Omakadebebona ebholeni likanobhutshuzwayo abakhuze le nsambatheka eyenzeka ku-ABC Motsepe League bethi nali ibhola lalapha eNingizimu…...
Umqhudelwano i-African Cup of Nations (AFCON) ebibanjelwe eCameroon kuliqiniso ukuthi iqala ibingathembisi ukuba ingaphela isimnandi…...
NgoLwesihlanu olwedlule bekunomcimbi ebengiwuhambele obuzoba sePinetown ekuseni, bekuhlanganwa enkundleni yokugijima eKing’s Park Stadium, eThekwini. Ngesikhathi…...
Ukucwasa ngokwebala, nangobuzwe yinto lena ebukeka ingasoze yaphela emhlabeni wonke jikelele.
Kimina ungakwenza konke kodwa ungalinge ufike kulesi sigaba sokuthi ungibone njengento engelutho, lokho okuchaza ukungithatha kancane.
Kubuhlungu kithina zakhamuzi zaseNingizimu Afrika ukuthi lo mqhudelwano sizogcina siseka amanye amazwe ngenxa yokuthi alikho iqembu lethu okufuze ngabe lisimele, iBafana Bafana.
NgoMsombuluko kusihlwa amehlo abethe njo, eThe Chatelet Theatre, eParis lapho kade kuzoklonyeliswa abadlali abenze kahle…...
Eminyakeni edlule ngingomunye wabantu ababegxeka iVideo Assistant Referee (VAR), okwakwenza ngisho lokho ingoba ngikholelwa ekutheni…...
Kulihlazo ukuthi njengoba amaqembu eli-16 kuDStv Premiership, amaqembu ali-11 onozinti abavimbayo abaqhamuka ngaphandle lapho ngibala namaqembu okuthiwa makhulu.
Indlela uBroos aqoka ngayo iyabonakala ukuthi ikhona inhloso enkulu ethize anayo, abantu abamnike isikhathi.
ULouw ngonyaka wakhe wesi-8 eqeqesha iGermany wakwazi ukunqoba iNdebe YoMhlaba eyabe iseBrazil ngonyaka wezi-2014.
Kuliqiniso ukuthi ibhola lalapha eNingizimu Afrika alikho ezingeni kangako, kungaphezulu kakhuluke manje njengoba abadlali bedlala bebukwa izitulo nje.
Ngingasho ngaphandle kokwesaba ukuthi kule sizini iqembu elizoba ngumpetha sizolibona ngosuku lokugcina lwemidlalo.
UBroos wathi: “Ngiyafisa uTau aye kuPitso Mosimane e-Egypt khona ezodlala ngoba kwiBrighton akadlali, ugcina ngokujima kuphela njengeningi labadlali bethu (beBafana) abase-Europe.'
Empilweni nangelilodwa ilanga ungabothembela entweni yomuntu, ngoba ngelinye ilanga uyokuvezala ukuthi leyonto eyakhe. Ingakho kukhona…...
Usuku nosuku fuze ingabe kugujwa usuku labesifazane, kungabi ukuthi lugujwa mhla ziyi-9 kuNcwaba kuphela. Abantu…...
Phesheya kwezilwandle uma kukhulunywa ngomqeqeshi ohamba phambili kwabaqeqesha amaqembu uPep Gurdiola oqeqesha iManchester City, lo…...
Ngalezi zikhathi ngokujwayelekile uma isizini ivaliwe izinto okukhulunywa ngazo kakhulu ukugcogcoma kwabadlali besuka emaqenjini abo…...
Uma kukhulunywa ngonobhutshuzwayo kukhulunywa ngebhola lezinyawo. Okwenza ngithi unobhutshuzwayo ngichazisise ukuthi uyibhola lezinyawo ingoba udlalwa…...
Iqembu lesizwe likanobhutshuzwayo lalapha eNingizimu Afrika iBafana Bafana liphoxe izinkumbi zabalandeli lihluleka ukungenela umqhudelwano omkhulu…...
Oshicilelweni lamhla zingama-24 kuMfumfu nyakenye, ngabhala ukuthi ngaphandle kokungabaza ukuthi isizini yeDStv Premiership ngaphansi kwePremier…...
Ukusebenza ngokuzikhandla kwenjini yeChelsea uKante kumubeka eqhulwini labangathola umklomelo weBallon d’Or
Ukuthi kule sizini yeDStv Premiership amaqembu amabili alapha abalwa namane aphezulu kulogi kukhomba khona ukuthi liyinala ikhono kweleNdlovukazi uMthaniya
Ngingomunye wabantu eminyakeni edlule obekhala kakhulu ngibona ukuthi abantu besifazane kwezemidlalo abakutholi ukwesekwa okwanele. Ngalokhu…...