UNyuswa ungungoti kwezokuxhumana kukahulumeni nombhali. Ubengumfundisi wezokuxhumana nobuntatheli kwangqondonkulu.
Amanzi yinto ebaluleke kakhulu kumuntu, emndenini, nasesizweni, ngakho ke ukwakhiwa kwengqalasizinda yokuphakela umphakathi amanzi kuyinto…...
Empilweni yengane efundayo izivivinyo zikamatikuletsheni ziwuvuthondaba noma ziwupholavuthondaba. Imiphumela iba yibhuloho lokuwelela esigabeni esilandelayo ekungaba yikolishi noma yinyuvesi noma umsebenzi.
Ithala liyaqhubeka ukuba ngumalamulela kwaboHlanga abasazithola becindezelekile ngakwezomnotho. Isikhathi esiningi aboHlanga bathi noma bethole amathuba ebhizinisi kwale emandleni okugcina izivumelwano.
UDkt uZwelini Lawrence Mkhize yinsizwa yaseMgungundlovu ezalelwe eWillowfountain. Ucijeke kakhulu kwezepolitiki ngesikhathi efundela ubudokotela e-University of KwaZulu-Natal (University of Natal).
Njengoba kuphela unyaka, abantu abaningi bangesolwe uma bezibuza ukuthi njengoba isimo sezwe sezomnotho sintenga kanje, izinhlaka ezisungulelwe ukuthuthukisa umnotho ngabe zisebenza ngendlela yini futhi zinawo yini umthelela omuhle kubona.
Imboni yezolimo inengcindezi enkulu ngenxa yokukhuphuka kwentengo kamanyolo. Ukusukela ekuqaleni kwanonyaka intengo kamanyolo yamazwe ngamazwe…...
Ukotini awufani nama-macademia wona adinga imali eningi ukuwaqala. Abomshini bakakotini bavamise ukuboleka abalimi imishini edingekayo, ngaleyo ndlela abalimi bagwema izindleko zokuthenga imishini yokusebenza.
Isingansangu kanye nensangu zingane zandawonye kodwa insangu eyaziwa ngokubhenywa futhi ebizwa ngomthunzi wezinkukhu ayikavunyelwa ukusetshenziselwa izidingo zomnotho.
Okhulumela iCity Power, u-Isaac Mangena, uthe bazohambisana nohlelo lokucinywa kukagesi lwakwa-Eskom olukhona ukuze kuvikelwe ugesi kuzwelonke.
Baningi abalimi abaqala isizini yezi-2019/20 bekweleta imishini egaya umoba okwakusho ukuthi umoba abawufaka emshinini kuleyosizini kwakufanele uqale ukhokhe isikweletu.
Sekuneminyaka eminingi abalimi abalima ngokuncane bezithola belahlekelwa ngoba kuze kuvalwe isizini umoba wabo ungangenanga.
ISAFDA ikhala kakhulu ngokuthi abalimi abalima umoba ngokuncane bazolimala kakhulu uma kunganyuka intela kashukela njengoba intengo kashukela ithembele kakhulu ekuthengweni kukashukela.
Ezolimo zibaluleke kakhulu empilweni yanoma yisiphi isizwe. Ngakho-ke kubalulekile ukuthi uma sekushaya isikhathi sokutshala, labo…...
Esikhathini lapho amabhizinisi amaningi kubandakanya nabalimi bekhala esimantshiyane ngenxa yomthelela wokhuvethe kanye nezibhelu, abalimi bamoba…...
Kukhona isiphakamiso sokuthi emuva komgomo wesibili abantu abathole isikhuthazimgomo abanye bayaphika
Injolozela izobe isekutheni kambe aBehluleli bangaphoxeka yini, lapho bezinuka amakhwapha
KWETHULWE ngokusemthethweni uhlelo lokufakwa kwentsha engasebenzi embonini yezemisebenzi yezolimo ngenhloso yokuyinika amava azoyisiza iqasheke noma…...
Izulu seliphindele esishozini kwabohlanga abasembonini yashukela njengoba I-Sezela Mill Group Board inqume ukunqaba umoba owasha…...
AboHlanga abasembonini yomoba basengcupheni yokulahlekelwa kunabobonke ngenxa yodungunyane oluhlasele ezweni. Iningi lalabalimi abalima ngokuncane abalelwa…...
Umnotho wesifundazwe iKwaZulu-Natal ovele usesimweni esingesihle ngenxa yokhuvethe nezinkinga ezandulela ukhuvethe ungase uzike kunakuqala njengoba…...
Esikhathini lapho umnotho uzika ngamandla futhi kunesikhalo esikhulu ngezibalo zentsha engasebenzi, kunenhlansi evelayo esifundeni iKwaZulu…...
Abalima ngokuncane abaningi labo ngaboHlanga bazohlomula kakhulu njengoba kusaqhubeka imizamo yokusimamisa imboni yashukela eyondla abalimi…...
Umsebenzi wezolimo muhle, kodwa unezinkinga eziningi. Enye yezingqinamba zalo msebenzi ukuphepha kwabalimi, abasebenzi kanye nemindeni…...
UNhlangulana yinyanga evamise ukuba yiyona eyomile kodwa kulo nyaka ezindaweni ezithile esifundazweni iKwaZulu-Natal kune imvula…...
BHALISANGENA FUNDA OKUNYE
Imibuzo noma izingqinamba? Thumela i-email ku subscription@bayedenews.com noma ushaye: 081 2757392
Ngabe unevawusha yokukhokhelwe? Yisebenzise manje