UNyuswa ungungoti kwezokuxhumana kukahulumeni nombhali. Ubengumfundisi wezokuxhumana nobuntatheli kwangqondonkulu.
UNhlangulana yinyanga evamise ukuba yiyona eyomile kodwa kulo nyaka ezindaweni ezithile esifundazweni iKwaZulu-Natal kune imvula…...
Kuntwela ezansi kwezamabhizinisi aboHlanga ezindaweni zasemakhaya nasemalokishini njengoba uHulumeni eseqhamuke nohlelo lokusimamisa amabhizinisi ezindaweni zasemakhaya…...
Abalimi bakamoba bahleka bodwa ngenxa yokunyuka kwentengo kashukela ebizwa ngeRecoverable Value Price yafinyelela ezi-R5196.13 ngethani.…...
Ngalesi sikhathi kunesililo kuzwelonke ngokukhula kwesibalo sabangasebenzi kanye nokuswelakala kwamakhono, isikhungo i-Ithala Development Finance Corporation…...
Lokhu kubonakala ngomqhudelwano omkhulu nosezingeni labakhokhelwayo ozodlalelwa eSaudi Arabia okokuqala ngqa Isimo segalofu ezingeni…...
Umhlinzeki wezindaba zemidlalo yabesifazane eNingizimu Afrika; i-gsport, isibambisene nabashicileli abagaya ezomdabu, i-Igunundu Press, ukuba ibuye…...
Ingomboco yelaboHlanga yakamuva ihlahle indlela yokusebenzisana ezinhlakeni zabalawula amanzi ezifundeni ezintathu eziphakelwa i-Umhlathuze Water Amanzi…...
Ingqwangqwayi, uTiger Woods, okuthe isihlinziwe bathi kuphelile ngayo izobe ingomunye wababala imishayo yabo Intaka ibekelwe…...
Inkampani eke yayamaniswa nomsanka ibukeka yebuza kulokho futhi iphokophele phambili Esikhathini lapho izinhlangano nezinkampani ezingaphansi…...
Ngisho uHulumeni wesifundazwe uyisiqashi. Amabhizinisi aboHlanga athola izimvuthu Kulabo ababelwela inkululeko okwabe kumqoka wukuthola amandla…...
Abaqonda ipolitiki bathi ikusasa alaziwa njengoba izitha namhlanje zingabangane kusasa. Lokhu kufezeke ngesikhathi owayeyilungu lePhalamende…...
Izinkampani eziningi kubonakala zizokuthola kunzima ukuphinde zisimame emva kokuthwala kanzima ngenxa yobhubhane oselwengamele umhlaba wonke,…...
Ukuzitapela imali ehlinzekelwe ukulwa nobhubhane ukhuvethe kuyefana nokuthatha umkhonto ugwaze izisebenzi zezempilo ezizithole sezitheleleke ngegciwane.…...
Usizi lwaboHlanga embonini kashukela luyinto endala futhi engakapheli. Ngesikhathi sobandlululo aboHlanga babebambe indima yokusebenzela abatshali…...
Kuyenzeka ukuthi isehlakalo esisodwa sigcine sembule ezinye izinkinga ezinkulu. Kube njalo nangesikhathi kuphuma umbiko ngokuzibulala…...
Lo mdlalo awuthandwa ngabathile ngenxa yezizathu ezahlukene, ezinye zazo okungaba ukuthi umdlalo wabantu abanemali abangazi…...
Kuvamisile ukuthi umuntu odlala igalofu abizwe ngenjinga. Lokhu kungoba abaningi bathatha lo mdlalo njengodla kakhulu…...
Kunemithetho eyahlukene kulo mdlalo wegalofu. Kunemithetho yokugqoka, eyokulidlala, eyokubala amagalelo, eyokuziphatha kubalwa neyo“kwedelela” ikilabhu. Eyokugqoka…...
Umdlalo wegalofu njengazo zonke izinhlobo zemidlalo unezindlela ezahlukene zokuncintisana. Umdlali wegalofu angazidlalela yedwa engancintisani namuntu.…...
Kulolu chungechunge lokuchazela abafundi malungana nomdlalo wegalofu, oshicilelweni olwedlule ngilobe ngomsuka walo mdlalo nokuthi uyini.…...
Igalofu lingomunye wemidlalo enesasasa emhlabeni jikelele. Lo mdlalo othandwa ngabantu abaningi emhlabeni wonke, awandile kwabengabadi.…...
Umncintiswano wegalofu onedumela elikhulu kunayo yonke e-Afrika, iNedbank Golf Challenge (NGC) edlalelwa eGary Player Country…...
Kubonakala kuzosuka uthuli lweziChwe embonini yezokwelapha kwelengabadi njengoba abesebenza ngokwelapha abazimele njengodokotela nabanye sebesungule…...
NJENGOBA iNingizimu Afrika isihlanganise iminyaka engamashumi amabili nanhlanu yakhululeka, bekulindeleke ukuthi kubonakale amagxathu amakhulu athathwe…...