Usuku Lokhetho

INkatha Ebucayini : Kuphakathi koMkhonto noma kukaKhongolose

UMengameli weqembu uHlabisa wayethe bayoseka loyo oyobe ekhethwe ngabantu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuyoqhuma nhlamvama emhlanganweni weNEC ngoLwesibili

Ukukhuluma kuthi inkulu inkombankombane kubaholi abasesigungwini esiphezulu abadabuka KwaZulu-natal abakhala ngokuthi bebengaziswa ngezinhlelo ze-ANC.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Iqembu iMK lifinyelele emavotini ayisigidi kuzwelonke

Njengoba kuqhubekela kuvuthondaba ukubalwa kwamavoti okhetho lukazwelonke lwaseNingizimu Afrika lwangowezi-2024, iMK Party esanda kusungulwa isifinyelele eqophelweni eliphezulu lamavoti ayisigidi kuzwelonke.

Ukhetho lwangowezi-2024 lunindwe ngamathizethize ahlukene

Abavoti ababhalisile abafike ukuzovota ngoLwesithathu bahlangabezene nolayini onzima kanye nezinkinga zobuchwepheshe ngemishini yokuphatha abavoti.

Kuphenywa ngababulewe esikhungweni sokuvota eKZN

Emuva kosuku kudlule ukhetho lukazwelonke nolwezifundazwe, amaphoyisa KwaZulu-Natal aphenya imibiko ngabantu abathathu okuthiwa babulewe esikhungweni sokuvota.

Isithombe sikhombisa ukuthi i-ANC izozidlela amahlanga e-Eastern Cape

Iungo sokuvota sokuqala okubalwe kuso amavoti emuva kokuvalwa ngehora lesi-9 izolo kusihlwa iMbizana Baptist Church e-Eastern Cape i-ANC inqobe ngama-99% wamavoti kulesi sikhungo.

Abashayeli bamaloli bathi bashaywe ngesithende okhethweni

Abashayeli bamaloli bakhala ngokuthi abakwazanga ukuvota ngenxa yokuba semgwaqeni kusuka ngoMsombuluko ngesikhathi kuvulwa ukuvota okukhethekile kwaze kwaba nguLwesithathu.

Umsindo kudlula amahora isikhungo sokuvota sivaliwe

Kuthe kuvulwa ezikhungweni eziningi zokuvota esiFundeni iTheku olayini bese bebade abantu belangazelela ukuvota.

I-ANC ingase ilahlakelwe ngamavoti abalulekile, ngokwemiphumela yokuqala

Izinkomba zakuqala zamavoti angama-21.11% zikhomba ukuthi i-African National Congress (ANC) isemathubeni okulahlekelwa ngamaningi ePhalamende, nokuwushintsho olukhulu kwezombusazwe eNingizimu Afrika.  

Abavoti nezinkundla zokuxhumana ngosuku lokuvota

Ukuze kuthotshelwe umthetho futhi kusekelwe ukhetho olukhululekile nolulungileyo, kubalulekile ukwazi ukuthi yikuphi okufanele kushicilelwe ezinkundleni zokuxhumana ngosuku lokhetho, kusasa.

URamaphosa unxusa ukhetho olunokuthula

UMengameli waseNingizimu Afrika uMnu Cyril Ramaphosa, ukhulume nesizwe e-Union Buildings izolo ebusuku ngaphambi kokuvota okuyisipesheli namuhla nakusasa, kanye nosuku olukhulu lokhetho ngoLwesithathu.

Iziboshwa zithi azisali ngaphandle okhethweni

Iziboshwa ezingama-14 753 kuphela ezidonsa izigwebo emajele akuleli eziphakathi kwezigidi zabantu abazovota okhethweni lukazwelonke nolwezifundazwe.

I-Action SA ifuna ukuba ngumalamulele kwabamaSpaza Shops emalokishini

Njengengxenye yokuvikela abanikazi bezitolo ezingamaSpaza Shops emalokishini i-Action SA KwaZulu-Natal ithathe umkhankaso wayo obizwa nge#Spaza4Locals yawuyisa elokishini eMlazi lapho kunezitolo eziningi eseziwele ezandleni zabantu bangaphandle.

I-IEC Iyacacisa: Abavoti kumele bavote ezikhungweni ababhaliswe kuzo kuphela

I-IEC ithi, uma ungasifakanga isicelo sevoti leSigaba 24A futhi uthole imvume yokuvota kwesinye isiteshi sokuvota, kufanele uye esiteshini sakho sokuvota obhalise kuso.

IMK ithole izehla zevoti kuMathunjwa nezakhe

Ukukhala ngaphansi emizamweni yokungenela ukhetho lukazwelonke nolwezifundaweni kweqembu labasebenzi iLabour Party kufane nezehla kuMkhonto Wesizwe njengoba linqume ukuthi lizokweseka iMK ngoLwesithathu.

Sekusezandleni zabayizigidi ezingama-27 ababhalisele ukuvota

Izikhongeli zokhetho emaqenjini ngokwehlukahlukana kwawo umyalezo ubuthi, sekusezandleni zabavoti.

Zingaphezulu kuka-215 iziteshi zokuvota KwaZulu-Natal ezibalwa njengezisengozini enkulu

Ungqongqoshe wezokuThutha, ukuPhepha nokuXhumana koMphakathi KwaZulu-Natal, uSipho Hlomuka, uthe uphiko lwezobulungiswa nezokuphepha luhlonze izindawo okubhekwe kuzona kulesi sifundazwe ngaphambi kokhetho lwangesonto elizayo.

OweRise Mzansi akaziboni bebambisana ne-ANC

Umholi weRise Mzansi uMnu uSongezo Zibi uthi kuseva ukuthi sebengaqala ngokukhuluma ngokuthi yiliphi uqembu abazobambisana nalo emuva kokhetho.

Iyagoqwa imikhankaso yamaqembu ngempelasonto

Abaholi bamaqembu ezepolitiki kule mpelasonto bazothola ithuba lokugcina lokukhankasa ngenhloso yokunxenxa amavoti njengoba ukhetho lukazwelonke selusemome. 

IDA ithi nangale kokhetho izokuphikisa ukuphakwa kwamasosha emazweni

IDemocratic Alliance ithi nangale kokhetho izoqhubeka nokufaka ingcindezi ekutheni uHulumeni ozophatha ukuba uhoxise abombutho wezokuvikela kuleli emazweni angaphandle ukuze ugxile ekuvukeleni imingcele yakuleli.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-IEC ithi isibheke uLwesithathu lokhetho olungayilo

IKhomishini Ezimele Yokhetho isinike isiqiniseko sokuthi ukhetho lwangesonto oluzayo luzoba ngolukhululekile futhi olungachemile.

UMengameli wase Ningizimu Afrika uRamaphosa usesayinde eminye imithethosisivivinyo ngokusemthethweni

UMengameli wase Ningizimu Afrika uRamaphosa usesayinde eminye imithethosisivivinyo ngokusemthethweni.

Intsha yoMkhonto Wesizwe izomashela ubulungiswa eThekwini

Emuva kokhukhulelangoqo wemashi ye-Economic Freedom Fighters (EFF) enkabeni yeTheku izolo, namuhla Uphiko Lwentsha loMkhonto Wesizwe luhlele eyalo imashi ebheke eCity Hall.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amaqembu aseyayiguda iKwaZulu-Natal ngokunxenxa amavoti

Namuhla amalunga e-Economic Freedom Fighters (EFF) agcwale iTheku nalapho ebesuka eBotha Park kuMarket Street emasha elibangise eCity Hall. UNobhala Jikelele waleli qembu uMnu uMarshall Dlamini ezothula khona umyalezo ewubhekise kubalandeli. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here