Inkonyane YelaboHlanga
Ngaphambi kwesimemezelo seNFP uMnu uBarnes ubambe imihlangano nawowonke amaqembu abebheke ivoti lakhe. wenze lesi simemezelo nje uNobhala we-ANC esifundazweni uMnu uBheki Mtolo bese evele ekushilo ukuthi sebeqedile noBarnes osekusele ukuthi azise isizwe ukuthi usenqumile ngokweseka uhulumeni wokubambisana esifundazweni.
UMengameli wase Ningizimu Afrika uRamaphosa usesayinde eminye imithethosisivivinyo ngokusemthethweni
UMengameli wase Ningizimu Afrika uRamaphosa usesayinde eminye imithethosisivivinyo ngokusemthethweni.






















