Amanye amaqembu ezepolitiki ePhalamende afuna uNgqongqoshe wezeziMali uMnu u-Enoch Godongwana azibophezele ekufukuleni umnotho.
Usopolitiki weqembu eliphikisayo e-Uganda osesitelekeni sokungadli uphuthunyiswe esibhedlela ngemuva kokuba isimo sakhe sempilo sibe sibi.
UMengameli uCyril Ramaphosa useveze ukubaluleka kokubumbana njengezwe phakathi kwezingxabano zomhlaba.
UMengameli uCyril Ramaphosa uthe abaholi base-Afrika kumele baqhubeke nokufuna ukuthula okuhlala njalo eDemocratic Republic of Congo (DRC).
Usihlalo weSADC nophinde abenguMengameli weZimbabwe uMnu u-Emmerson Mnangagwa uthi iDRC kayikaze ibe nozinzo isikhathi eside.
Isiphinde yasola uhulumeni ngokwehluleka ukubuyisa amathambo abasebenzi abavaleleka ngaphansi komhlaba eBaeberton.
UNgqongqoshe wezokuVikela u-Angie Motshekga uzichithile izinsolo zokuthi amasosha eSANDF ajutshwe eDRC awahlomile kahle.
UMengameli waseRwanda uPaul Kagame uthi iRwanda ikulungele ukubhekana neNingizimu Afrika uma kunesidingo.
UNdunankulu waKwaZulu-Natal uMnu uThami Ntuli uqinise umphakathi idolo ngelokuthi bazokhipha wonke amangwevu ukuba kuhlengwe ibhange Ithala.
Umqondisi wokukhokha kweReserve Bank uthole ukuthi IThala alinamali ngokomthetho futhi kalinamandla okusebenza.
Sekuphinde kwashona amanye amasosha aseNingizimu Afrika amane eGoma.
UMnu Hlabisa enkulumweni yakhe ukuthi, beyiqembu le-IFP bazokulwela ukuba lingavalwa ibhange Ithala.
Iziphathimandla zaseSouth Sudan zimise ukungena ezinkundleni zokuxhumana okungenani izinsuku ezingama-30 ngemuva kokuba ama-video aveza izinsolo…...
Bangaphezu kwe-1 900 abavukuzi abangekho emthethweni abakhishwe emgodini engasasetshenziswa eStilfontein.
Amaqembu asesifundazweni iKwaZulu-Natal azoba yingxenye yeNedbank Cup abhekene nenselelo.
I-African National Congress (ANC) isiphumele obala ivikela uNgqongqoshe oseHhovisi likaMengameli uKhumbudzo Ntshavheni.
Amasosha athi kubulawe abavukuzi abangekho emthethweni abayisikhombisa ngesikhathi kudutshulwana nabo
Amasosha kukholakala ukuthi angamalungu eqembu elihlomile i-Boko Haram kanye neqembu elihlomile i-ISWAP.
INingizimu Afrika iphinde futhi yacela ukuqaliswa kokuthula okunobulungiswa nokuhlala njalo okuqinisekisa ukuthi amalungelo abantu basePalestine nabakwa-Israel ayavikelwa futhi ayakhuthazwa.
UNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo uSiviwe Gwarube umemezele ukuthi izinga lokuphasa kukamatikuletsheni lowezi-2024 lingama-87.3%.
Abomthetho sebeqalile ukuphenya ngokuputshuka kwemiphumela kamatikuletsheni wezi-2024.
UMengameli we-African National Congress (ANC) uCyril Ramaphosa uthi bazokubeka eqhulwini ukulungisa ohulumeni basekhaya baseNingizimu Afrika.
UMengameli we-ANC uMnu uCyril Ramaphosa uthi i-African National Congress (ANC) ibone ukuzimisele kakhulu kosomabhizinisi ukuyixhasa ngezimali yize leliqembu lingenzanga kahle okhethweni.
Uhulumeni waseChad uthe abezokuphepha bawuvimbile umzamo wokuphazamisa izwe ngoLwesithathu kusihlwa.