eziqokwe ngumhleli

Luyafika olungaliwa lwezindondo kunobhutshuzwayo

UJosta Dladla owazakhela igama kunobhutshuzwayo lapha eNingizimu Afrika uthipha umdlali we-Orlando Pirates uPatrick "Tito" Masangwayi ukuthi uzoziwola izindodo aqokelwe kuzona.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amagama abaya kuKhabhinethi kaRamaphosa angakudala ukuhlukana

Enkulumweni yakhe kubantu baseNingizimu Afrika yokwamukela inselelo yehlandla lesibili, uMengameli uCyril Ramaphosa wakhe isithombe zikaHulumeni oyimbumba ozofuqa intuthuko ngokungabheki ukuthi umphakathi undawanaphi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuhlangane imhlathi eyazanayo kuPutin noKim

Umholi waseNorth Korea uKim Jong Un wamukele uVladimir Putin waseRussia lapho efika esikhumulweni sezindiza sasePyongyang, futhi laba baholi ababili babelana “ngemicabango yabo ejulile” futhi bavuma ukuthuthukisa ubudlelwano bamazwe abo, kusho abezindaba zezwe saseNorth Korea.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNetanyahu uchitha ikhabethe lakhe lempi

UNdunankulu wakwa-Israel uBenjamin Netanyahu usehlakaze iKhabhinethi yempi enamalungu ayisithupha.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Olomhlaba lusephambili kuPAC yize isishaye ingwijikhwebu 

IPan Africanist Congress of Azania (PAC) ithi isamile ekutheni umhlaba kumele ubuyele kubanikazi bawo yize isiyingxenye kahulumeni Wobumbano.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Bamukelwe ngombhikisho ePitoli oMengameli bangaphandle abazozimazisa uRamaphosa

Ngaphandle Kwezindlu Zombuso ePitoli namuhla ekuseni lapho kuzobanjwa khona umcimbi wokufungiswa kukaMengameli uCyril Ramaphosa, ababhikishi basemazweni angaphandle abahlala eNingizimu Afrika bese beqalile ukubhikisha bekhala ngokungalutholi usizo emazweni abo okuyimbangela yokufudukela kuleli.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Lidle ngokujiya namava iKhabhitheni eKZN

Emva kokufungiswa kwesikaNdunankulu Wesifundazwe uMnu uThami Ntuli we-IFP, umemezele iKhabhinethi ehlanganisa amalungu aphuma emaqenjini amane okuyi-IFP, iDA, i-ANC neNFP.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
URamaphosa ulandela abanye ekubhekaneni nolaka lwamadlelandawonye

Okhethweni lwangenyanga edlule lukazwelonke nolwezifundazwe lolu mbimbi luye okhethweni lunyamane kodwa iminkenke igqame emuva kokhetho lapho sekuqala izingxoxo zokubambisana kwamaqembu njengoba lingekho elikwaze ukuthola imiphumela eyanele yokubusa ngokuzimela kuzwonke.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuye ngokohlelo uNtuli eba nguNdunankulu

Kuhambe ngokohlelo lwezivumelwano sokusebenzisana kuhulumeni wokubambisana KwaZulu-Natal kuqokwa uMnu uThami Ntuli we-Inkatha Freedom Party njengoNdunankulu Wesifundazwe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isikhundla sikaSomlomo sesiyikhaya lembokodo

Isikhundla sikaSomlomo wePhalamende kulokhu kuseyiso okusagiyw kuso imbokodo. USomlomo wokuqala emuva kokhetho lowe-1994 kwaba ngumufi uNkk uFrene Ginwala. Nguye owaba ivulandlela lembokodo kulesikhundla esimqoka kulesakhiwo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IDA izongena kuKhabhinethi yaKwaZulu-Natal neyakuzwelonke: Steenhuizen

Ukukhala kwamadlelandawonye e-ANC okuyiCosatu, iSACP, iSanco ngokulaxazwa kuhle kwenyongo yenyathi ekuthathweni kwezinqumo ezinqala ngokusebenzisana kwaleli qembu neDemocratic Alliance sekufane nokukhalela ubisi oseluchithekile. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Intaka ibekelwe amazolo koweSpencer Eshowe

Nakulo nyaka iyaqhubeka imidlalo yaminyaka yonke ebizwa ngeDerrick Spencer Schools Tournament.

Amaqembu amancane athi angeke abe yizimpelesi emshadweni we-ANC neDA

Amaqembu amancane akhala ngokuthi ashiywe ngaphandle kuHulumeni Wobumbano oholwa i-ANC athi asazivulile izandla zokuxoxisana ngoba akholwa ukuthi analo iqhaza elimqoka angalibamba.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
OKUNGAPHELI KUYAHLOLA: Izife ezicuphe iZinyoni

IMaritzburg United ingelinye lamaqembu abheke ukuthenga ilungelo leMoroka Swallows lokudlala kwiDStv Premiership ngesizini ezayo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMalawi imemezele isikhathi esiyizinsuku ezingama-21 sokuzila

UMengameli waseMalawi uLazarus Chakwera usememezele isikhathi sokuzila sezinsuku ezingama-21 kulandela ukushona kwePhini likaMengameli wezwe uDkt Saulos Chilima.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
USuthu alupholisanga maseko lusayinisa uGatsheni

Kuvela ukuthi kuyiwe kuKhabba Cup uSenzo "Mbhobho" Ndlovu abevele emcuthele amaqembu agijima kuDStv Premiership.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umbiko we-UN ngezingane zempi

Umbiko omusha we-United Nations (UN) uthi ngowezi-2023, udlame olubhekiswe ezinganeni ezimpini lwafinyelela emazingeni adlulele ngokwenyuka okushaqisayo kwama-21%.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isinqumo esingabuyisa udumo, okanye sishabalalise iphupho likaMagwaza-Msibi

Ngaphambi kwesimemezelo seNFP uMnu uBarnes ubambe imihlangano nawowonke amaqembu abebheke ivoti lakhe. wenze lesi simemezelo nje uNobhala we-ANC esifundazweni uMnu uBheki Mtolo bese evele ekushilo ukuthi sebeqedile noBarnes osekusele ukuthi azise isizwe ukuthi usenqumile ngokweseka uhulumeni wokubambisana esifundazweni. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INFP iqede ukuqagula ngohulumeni eKZN

INational Freedom Party (NFP) iqede ukuqagula ngokuthi uzoma kanjani uhulumeni waKwaZulu-Natal. UMengameli weNFP uMnu u-Irvin…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UKaunda ube ngumhlatshelo: ilungu lobuholi beSifunda iTheku

Lithe liyozilahla konina izolo injolozela bese ikulo Mkhandlu ngokuthi ubani ozojutshwa yiqembu emuva kukaKaunda.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IContralesa ikhathazekile ngokukhishwa inyumbazana

ICongress of Traditional Leaders of South Africa (Contralesa) isizwakalise ukukhathazeka ngokuthi amalungu ayo ashiywe ngaphandle ezingxoxweni zamaqembu ezepolitiki ngaphambi kokusungulwa kukaHulumeni Wobumbano Kazwelonke (GNU) okuhlongozwe uKhongolose.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNdunankulu waseThailand ulibangise eNkantolo Ephakeme

INkantolo yoMthethosisekelo yaseThailand ngoLwesithathu (izolo) imemezele ukuthi izolalela icala ngoNhlangulana zili-18 elingase liholele ekuxoshweni kukaNdunankulu uSrettha Thavisin elihlobene nokuqokwa kweKhabhinethi okusolwa ukuthi kwephule umthethosisekelo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ubabaza ikhono likanobhutshuzwayo eliseKZN uSangweni

USiyabonga "Nsimbi" Sangweni akawuvali umlomo ngekhono labadlali basesifundazweni iKwaZulu-Natal alibone kuKhabba Cup.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-IFP hleze ihlomule ngesikaNdunankulu KwaZulu-Natal

Zisezingeni eliphezulu izingxoxo zokuphothula isivumelwano sokusungulwa kukaHulumeni Wamaqembu Abumbene KwaZulu-Natal ozoholwa i-Inkatha Freedom Party (IFP).

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here