Ngokwezinkomba ubuningi baboHlanga ezweni akubazuzisi lutho
Akuqali ukuba uMbalula asolwe ngokuba lichilo, ukwehlisa isithunzi sehhovisi nokuba nomlomo omanzi.
Amalungu e-ANC akade engavoti futhi enganeme asengathola ikhaya kumuntu abamaziyo.
Uqoke usuku uphiko lwezempi uMkhonto Wesizwe olwasungulwa ngalo kanye nosuku iNgonyama uDingane adudulana nabaDeshi.
Zombili lezi zinhlangano zethulwa ngomhla zili-16 kuZibandlela zidla emlandweni kaKhongolose.
Iqembu libukeka lilahla amathuba amaningana okumethula njengomholi wezwe.
Njengoba yakwazi ukuguqula inqubomgomo ngowe-1996 ingasiqokela yini iqembu nomuntu ongasihola?
Angahle acele ema-600 amaqembu azongenela ukhetho ngonyaka wezi-2024.
Usuku lwangoMgqibelo luvule ikhasi elisha kubantu nakuzinhlaka ezahlukene kuleli. Lolu wusuku lapho kubikwe khona izindaba…...
Isineke sabantu sesiphelile nasezindaweni zaboHlanga lapho leli qembu lesekwa khona kakhulu. Esikhathini esingaphansi konyaka iNingizimu…...
Kuwona wonke amazwe abuswa ngaphansi kohlelo lwedemokhrasi nenkululeko yamaqembu ezepolitiki, ukuzalwa kweqembu elisha kuyawafaka amanzi…...
ma kuphakama igama lakhe kuba khona ukwehlukana kwemibono. Kukhona abambuka njengomholi okhaliphile nowaziyo umdlalo wepolitiki.…...
Ipolitiki yaseNingizimu Afrika ikuvuthondaba. Ukuqonda lokhu akudingi ukuba ube yisazi sepolitiki noma ilungu leqembu. Ukukhuluma…...
Emuva kwezinyanga eziyi-10 alukabonakali udosi lwamaTaliban Kuyinto eyejwayelekile ebuholini ukuthi kube khona isikhathi lapho umholi…...
UMalema emizamweni yokuba nguSobukwe wesikhathi sethu Emazweni ase-Afrika kukhona umlando ohamba uhambe uziphinde. Lo mlando…...
Oshicilelweni lwangoNhlaba we-2019 ngaphansi kwesihloko esithi: ‘UMaDlamini angaba yihawu nogange lukaRamaphosa’ elaboHlanga laveza ubumqoka bukaDkt uMaDlamini Zuma kuhulumeni kaRamaphosa ngaleso sikhathi.
Ngaphambi kokumunyezelwa kwemiphumela yobuholi obuphezulu be-ANC eNASREC izolo uSihlalo wale nhlangano obuyiselwe esikhundleni utshele izithunywa ukuthi isikhathi sokuphupha sesiphelile.
Usuku kwakungumhla zili-8 kuMasingana ngowe-1912. Lapha kwabe kuhlangene abaholi boHlanga ngenhloso yokwakha umkhumbi wempi wenkululeko…...
Iqembu elibusayo liyalele amalungu alo ukuba avote njengebutho awuchithe umbiko.
NgoMandulo ElaboHlanga ngaphansi kwesihloko esithi: ‘Ngubani ozoginqelwa kwinkomfa phakathi kukaMkhize noRamaphosa?’ lushicilele udaba oluphatha izinhlaka…...
Akukho ukungabaza ekutheni ipolitiki kanjalo nepolitiki yomnotho yamazwe kuyaguquka.
Bathi thambo lenyoka hlaba elimzondayo. Ngabe nomfo kaNtuli ufuna ukuziphindiselela
Umbuzo uthi ngabe abeSIU namaHawks bazoba nesibindi yini sokubabopha ingakafiki inkomfa Kuvamile emdlaweni kanobhutshuzwayo ukuthi…...
Phezu kophenyo osopolitiki bayasocongwa Iminwe ikhomba ubuholi bamaqembu INingizimu Afrika iyaziwa ngokuthanda ukwakha amakhomishini nezigcawu…...