I-Eseyi

Ithelevishini igcina isiguqule impilo yomndeni

Amanye amadoda awakuthandi ukudla kwamakopi, athanda okuphekwe yinkosikazi yomuzi, ngoba aganelwa lokho phela ukuba atatanyiswe…

Kugcina sekuma izinto emakhaya ngethelevishini

Zisha zingqongqe izimbiza eziko. Uyokuzwa ngomngqongqo wokunuka kwephalishi. Lisha njalo selikhipha amalangabi aluhlaza kuhle okwesikelemu…

Ngisho kunjani amaphanta awapheli moya

Cha, lomame wayenethemba impela, noma ayewina kancane nje eluza kancane, kodwa ithemba wayenalo lokuthi linye…

Uvuthondaba ngamahhashi lusekubhejeni

Lapha-ke lona obhejela amahhashi ngoba engathwele isisindo esisinda kakhulu kunamanye, nobhejela amahhashi ngoba egitshelwe ngojoki…

Umdlalo wezinjomane unozibuthe kumaphanta

Bakhona abangawuzwisisi bethi udla imali, kubhala uMuntu Xulu. Lo mdlalo ungomunye phakathi kwayo yonke imidlalo…

Uyedwa owazi ngesidalwa sakhe esingumuntu

Mina ngibona ukuthi munye kuphela umuntu ongakwenza ukuba ube nenhlanhla noma ube nebhadi. Munye kuphela…

Namuhla nabobulili obehlukene sebedlubha izicathulo ezifanayo

Kunezizathu eziningi ezenza unyawo lugqokiswe, kubhala uMuntu Xulu.

Izicathulo nanamuhla awukwazi ukuzihlukanisa nonyawo

Izicathulo! Yebo, izicathulo. Ngisho izicathulo ezigqokwa kumbe ezifakwa ezinyaweni. Angisho izicathulo okuphuzwa ngazo, lezi okuthungwa…

Izinyoni angeke uzehlukanise nempilo yokukhula kwabafana

lnyoni yalapha ngegabisa ngamabala. Kungezinkulu nezincane. Kusukela enqeni nokhozi, ingududu, ingwababane emnyama nengwababane emseka, unogolantethe,…

Sekuyimfana iyefanana uma sekugqokwe amabhulukwe

Amabhulukwe sekwaba yinto ejwayelekile nakwabesimame, kubhala uMuntu Xulu.

Muva nje abantu sebevame ukuqamba izingane ngamagama esiNtu njengomlando

Uthini-ke ngalana aqala ngesiqalo sika“Maso-”, okungamagama afundwa ohlelweni lwesiZulu, ukuthi ibizo nebizo linesiqalo, njengelikaMasogobokazi, uMasotshitshi,…

ILembe laliyiciko lokwetha amagama ngezigigaba

Ukwetha into igama ezokwaziwa ngalo, kwaqala mhlazane uMvelinqangi ayedala izulu nomhlaba. Yena owaVela Kuqala, kuthiwa…

Umcabango ngamadolobha namabutho eLembe

Wena weNdlovu Wena weNdlovu Bayede! Bayede! ILembe eleq’ a many’ amalembe, UDlungwane kaNdaba; Odlung’ emanxulumeni,…

Ahlukahlukene amaphupho abantu

Lasho iculo kumbe yona ingoma yezinsizwa zesiCathamiya zikaCothoza Mfana, ezishaya ingomabusuku, isikhwelajo, ezazizibiza ngokuthi ziyiMpembeni…

Ngetafula likangamulana

Wake waya yini eKibhithawini, wafika wabona izinhlobo zamatafula akhona? Amatafula emvelo namatafula okwenziwa? Kumatafula emvelo,…

Kuba sengathi nguwe wedwa oququdwa umzwangedwa

Uma ukhungethwe okukukhungethe namehlo kuba sengathi afinyele Umuntu ngokumilwa yinsumpa ekhaleni uye aphatheke kabi ecabanga…

Amazinyo ayisitha kumuntu kepha yiwo futhi angaveza ubuyena

Nasendulo abantu babekhathazwa yilesi sitha abasifuye emlonyeni. Nanamuhla abantu basakhathazwa yiso. Amazinyo adalelwa umsebenzi omkhulu…

Izimayini zokuqala zensimbi nesiliva zazikhona kudala kwaZulu

Zazikhona izimayini kwaZulu. Lezi zimayini kwakungezokuqala kwaZulu. Zembiwa iGoli lingakabibikho. Kwakungakaphushwa nakuphushwa nangezimayini zaseWitwatersrand zegolide,…

Amakhosi omhlaba nezinhlanga bayokhothama phambi kwakhe

ULizzie umkami uyamangalisa. Uyathanda ukufunda. Uthanda ukufunda amaphephandaba. Uthanda ukufunda izincwajana zenkolo. Ikakhulukazi uthanda ukufunda…

Umthombo uqeda inxano nokulowo ongazi ungathi womile

Okukhanyayo ukuthi ngelinye ilanga izingane sezibuka emuva, zibona umonakalo okuzo, zibona inzuzo ekuzo, ziyakwazi ukuqhathanisa…

Umculo, ingoma nokuhuba kwezinyoni

Ungabezwa sebemusho, bemhasha kusongane unwele manje umathebathebane ongampunga njengoheshane bethi: Mathebathebane!  Wayishay’ indlamu,  Wayibek’ esangweni! …

Kuwubulwane ukukhipha umsila kumuntu, kuwubuntu ukukhothana amanxeba kwezilwane

Ngamanga ukuthi umuntu akanamsila, bayawazisa oweveli Zisuke zingayikhothi amanxeba wena owabona inja ikhotha enye amanxeba…

Ukubonga: Othi ‘angibongi’ ubonga ngokwedlulele

Ukwaneliseka nenkuthazo kulethwa ukubonga nokubongwa kanjalo nokubongelwa Ayikho into eyedlula ukubonga nokubongwa kumuntu. Angakwenzela nanoma…

Siqala i-eseyi entsha ethi – Sengathi Nguwe Wedwa

Siqala i-eseyi ethi Sengathi Uwena Wedwa eqinisa idolo umphakathi ukuthi ungalahli ithemba ngoba awuwedwa kulokhu…