UMaphumulo uyintatheli yezemidlalo.
Lo mqhudelwano eminyakeni edlule usuveze abadlali abaningi ababe bengaziwa singabala u-Andile "Mhlekazi" Jali noMthokozisi Yende abagqama kuPretoria University (Tuks). Kuphinde kugqame nabaqeqeshi uSello Chakoe owayeqeqesha iBaroka FC eyahlula iKaizer Chiefs wazakhela udumo ngawo lo mqhudelwano.
NgoMgqibelo iRichards Bay FC ebitholene phezulu neSekhukhune United, ibuye ekuhambeni ilambatha njengoba ihlulwe ngamagoli amathathu kwelilodwa koweDStv Premiership.
Inhlangano eyangamele bonke oMasipala iSouth Africa Local Government Association (Salga) ibambisene noMngeni-Uthukela Water, baphenduke uMsamariya olungileyo ngesikhathi bevakashele inhlangano engenzi nzuzo ebizwa ngokuthi iScars Are Blessings NPO.
Kulindeleke ukuthi kuguge utshani uma sekutholene phezulu amaqembu amabili uMkhambathi FC neDrakensburg FC, emdlaweni weligi…...
Eminyakeni emibili edlule omakade bebona kumankomane bancome kakhulu ophromotha bakuleli ngendlela abaqhatha ngayo izimpi. Lokho…...
USihlalo weSouth Africa Local Government Association (Salga) esifundazweni iKwaZulu-Natal, uMnuz Thamisanqa Ntuli, uthe kuyamkhathaza ukubulawa kosopolitiki njengoba kwenzeka nsuku zaphuma kulesi sifundazwe.
UMfanafuthi Mkhize kuvela ukuthi uzama inhlanhla eqenjini eligijima kuMotsepe Foundation Championship iMaritzburg United. Lo mdlali odlala emumva usanda kuhlukana na-AmaZulu FC angakaze edlale nowodwa umdlalo kuwona. Ujoyine Usuthu ephuma kuThongathi FC.
Iqembu eligijima kuSafa ABC Motsepe League iMkhumbane Classic, liqinise amabhawodi ngokusayinisa uBayzel Goldestone. Lo mdlali oneminyaka engama-25 kuvela ukuthi uqede konke naleli qembu laseThekwini kuleli sonto.
Ukunqoba kwe-Ivory Coast lo mqhudelwano okube yinto emangazayo kwazise iwuqale kabi, njengoba yangena esigabeni somkhumulajezi ngomcicimezelo. Ingena namazwe aqede endaweni yesithathu.
Uqale namahlanje ngoLwesihlanu ukusebenza njengomqeqeshi omusha weBlack Leopards uPapi “Ginger” Zothwane. UZothwane ujoyina iBlack Leopards…...
IMeya yaseJozini uMnu uMfananaye Mathe uthe bazoqhubeka nokweseka izingane ezenza umatikuletsheni ngaphansi kwesifunda uMkhanyakude zizoqhubeka nokwenza kahle.
Mhla zingama-28 kuZibandlela umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Henri Broos, wamemezela abadlali abangama-23 abazomela iNingizimu Afrika…...
USphephelo “Yaya” Sithole ungomunye wabadlali abalime enkulu indima ekutheni iBafana Bafana igcine ifinyelela kowandulela owamanqamu…...
Uthi uMntwana watshala kuye imbewu yokulondoloza ifagugu lendawo.
USihlalo weChippa United uSiviwe Chippa Mpengesi usekubeke kwacaca ukuthi yena uzobe eseka iNigeria bese itholene phezulu neBafana Bafana, kowandulela owamanqamu e-Africa Cup of Nations (Afcon).
Uziqeqesha na-AmaZulu FC uNtsako “Never Die” Makhubela, osanda kuhlukana neMoroka Swallows FC. UMakhubela oneminyaka engama-29…...
Uya ngokushuba umbango wonozinti ovelele ku-Africa Cup of Nations (Afcon), njengoba bobabili onozinti abasembangweni amazwe abawavimbelayo ezobhekana kusasa kowandulela owamanqamu.
IMeya yaseMhlathuze uMnu uXolani Ngwezi uthe bazozikhomba ngesango izisebenzi zakulo Mkhandlu, uma zingabanjwa oqotsheni zeba izinsiza zokusebenza zoMkhandlu.
Iqembu lesizwe iBafana Bafana ngoLwesibili ebusuku liphephezelise ifulegi lalapha eNingizimu Afrika, ngokuzibekela indawo kumaquarter-final e-Africa…...
UNkosikhona “Pit Bull” Mhlakwana uzimisele ngokuwuvula kahle unyaka wezi-2024, ngokuthi enze iskhathi azibekele sona kumjaho…...
Kuqhume amakhwela nemikikizo ngesikhathi kunomcimbi wokuhlaba isoyi obuwenziwa uMasipala iSifunda iKing Cetshwayo obuseShowe ngoLwesibili, lapho…
Unozinti ophinde abe ukaputeni weBafana Bafana usethubeni lokuzifaka emabhukwini omlando URonwen Williams emidlalweni emine ye-Africa Cup of Nations (Afcon), ungenelwe amagoli amabili nakhona emdlalweni owodwa.
Elakuleli linqobe ngamagoli amabili eqandeni, kulo mdlalo obubanjelwe eStade de San Pedro. Amagoli avalelwe phakathi u-Evidence Makgopa ngomzuzu wama-57 noTeboho Mokoena ngesikhathi esingezwe unompempe usuyophela umdlalo.
ISenegal ihlulekile ukuzifaka emabhukwini omlando ohlwini lamazwe akhethekile emlandweniwe-Africa Cup of Nation (Afcon), njengoba iwashiswe…...