nguSabelo Maphumulo

nguSabelo Maphumulo

UMaphumulo uyintatheli yezemidlalo.

471 Articles Published | Follow:
Phezu kosizi lokukhahlanyezwa izikhukhula umphakathi usuxoshwa nanguMasipala

Kungakapheli isikhathi esingakanani izindawo eziningi zaseCape Town kade zihlaselwe izikhukhula nokwaphoqeleka ukuthi amanye amalunga omphakathi…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Uyazifeza izethembiso zawo uMasipala uMzinyathi

UMasipala Wesifunda uMzinyathi  uqhubekela phambili nokufeza izethembiso owazenza kubantu ngesikhathi sokhetho okuwukudala amathuba emisebenzi.  Lo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Umjaho uzofukula umnotho kuMasipala uMzinyathi

UMphathiswa woMnyango Wezemidlalo Amaciko Namasiko esifundazweni iKwaZulu-Natal uMphathiswa uHlengiwe Mavimbela uthi uzohlomula kakhulu umphakathi wesifunda…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Izimbangi zeSundowns zisazofunda abaqeqeshi manje abasha

Emasontweni amathathu edlule kube nesiphithiphithi njengoba kwavulwa iwindi lokudayisa nokuthenga abadlali. Amaqembu akade ebhekwe kakhulu…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Uncoma inani lamaqembu asesigabeni esikhulu nokho akusizwe namanye

“Kuyajabulisa ukuthi sinamaqembu amahlanu agijima kuPremier Soccer League (PSL), okumele sikwenze manje ukuthi silekelele Uthongathi…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Uthi ngeke babuye ngeyombangandlala e-USA bahlome ngokwanele

Kulokhu baphethe izingwazi ezinamava emiqhudelwaneni yamazwe Kubhekwe lukhulu eqenjini lokusubatha, elizobe liyibambe kuWorld Athletics Championship…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kubhekwe phakathi kwezimbili izinjomane kuDundee July

Kulindeleke ukuthi umpetha womqhudelwano wamahhashi oba minyaka yonke iDundee July, uphume phakathi kwenjomane ebizwa ngokuthi…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Umklomelo obalulekile esibhedlela sakuleli

Isibhedlela iSteve Biko Academic Hospital ePretoria sesibe yisibhedlela sokuqala eNingizimu Afrika ukuhlonishwa ngendondo yamazwe ngamazwe…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Bakhala ngamalungelo oMthethosisekelo anyathelwa kokaKaMadikizela

Ilungu le-EFF ePhalamende, uMbuyiseni Ndlozi, wethule ubufakazi bokuthi labona sengathi amalungelo akhe ahlukunyeziwe ngesikhathi enqatshelwa…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Thokola themba ngezakhiwo zesikhashana kwabagileka ngezikhukhula esifundazweni

Kufuze ingabe ihleka yodwa imindeni eyakhahlanyezwa yizikhukhula esifundazweni iKwaZulu-Natal kakhulukazi eThekwini ekuqaleni konyaka njengoba kuvele…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Isasasa nenjabulo kubuya umqhudelwano ohlonipha uMntwana wakwaPhindangene

Kube yinjabulo yodwa kuthulwa ngokusemthethweni umqhudelwano okuhlonishwa kuwo uMntwana waKwaPhindangene.  Lo mqhudelwano ubizwa ngokuthi iPrince…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Abashayeli bavimbe imigwaqo eMpumalanga ngamanani kaphethroli

Imizila emikhulu engena iphuma ezindaweni eziningi eMpumalanga engena enkabeni yedolobha iMbombela ivalwe ngabashayeli bamatekisi bekhala…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ukuba neqembu likanobhutshuzwayo nokulisimamisa kumba eqolo

Ngingumuntu ozithandayo ezemidlalo ngenhliziyo yami yonke, kodwa ngike ngisho ukuthi noma kuthiwa ngithola izizumbulu zezimali…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
IDolphins ibambe ufishi omkhulu ngoSimelane

U-Andile Simelane uthi usekulungele ukulwela indawo yakhe eqenjini elikhulu lekhilikithi esifundazweni iKwaZulu-Natal iHollywoodbets Dolphins. Lo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kufanele kuthungathwe ikhono konozinti abancane – uMweene

Abalandeli bamaqembu aseSoweto i-Orlando Pirates neKaizer Chiefs, babona la maqembu ezoyifaka inselelo kompetha beDStv Premiership…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
“USasko” uthi yize inkonyane isathuka isisinga izojwayela

ULindani “Mantayi” Shezi uyale umdlali onyelwe inyoni esandleni ngokuthi agijime kuDStv Premiership ngesizini ezayo. Lowo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Isihawu, isihe, ukubonelela nokuzidela kubusa amantombazane amathathu

Kujwayelekile ukuthi uma usemtholampilo, ubone abantu asebekhulile ngabe ogogo okanye omkhulu, behlala usuku lonke kusukela…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Intsha, abazali, umphakathi nabezinhlaka ezahlukene bakhala bayazithulisa ngesigameko sokufa kwezingane

“Uma umnikazi wendawo engazi ukuthi kwenzakalani ngosuku lwesigameko, kungani engeyona ingxenye yethu lapha sizokhuphunda le…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ichilo isibhedlela sombutho sintula izinsizakwelapha

Umbutho wezokuvikela iSouth African National Defence Force (SANDF) uphenya izinsolo zokuthi isibhedlela iWynberg  Military Hospital,…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Umphakathi wakwaNomdiya wamukele ngentokozo ukuvulwa kwehholo

Zizwakalile izikhalo zamalunga omphakathi wakwaNomdiya eNkonjeni ngaphansi kwesizwe saseMambatheni, akade elokhu ekhala ngokwakhelwa ihholo lomphakathi.…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Kukhalwa ngokungalandelwa komthetho wezikole wokusoka eLimpopo

Isikole sokusoka eLimpopo sivaliwe kwamiswa nabasiqaphayo kokushona komfana oneminyaka yobudala eyisithupha. Lo mfana ngokwemibiko kuthiwa…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ukhwantshabalisa bonke abazama ukusondela esibayeni

Ngeledlule kwenzeke into ekade ivele ilindelekile ukuthi kunqobe uDanny Jordaan okhethweni lukaMengameli wenhlangano ephethe unobhutshuzwayo…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Umlando uvuna amaBhokobhoko emidlalweni yokungqubuzana

Iqembu lakuleli lombhoxo amaBhokobhoko lizodlala umdlalo wokuqala weTest kulo nyaka neWales. Lo mdlalo uzoba kusasa,…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now
Ugcwele ithemba owosomankomane kwele Ndlovukazi uMthaniya

UMengameli weKZN Olympic Style Boxing Organisation uSandile Sibisi uthi nakanjani isifundazwe iKwaZulu-Natal sizoziqwaqwada emakhanda zonke…...

This content is for subscribers only.
Login Join Now