UMaphumulo uyintatheli yezemidlalo.
Kungephikiswa muntu ukuthi ukufika kwakhe e-England ngonyaka wezi-2015 kwafike kwashintsha isithunzi seLiverpool FC, sabuyela kulesi esabe siyiso eminyakeni edlule. Lowo ngu-Jurgen Norbert Klopp ongowokudabuka eGermany.
IMenenja yeNjampela FC okuyiqembu eligijima ku-Safa ABC Motsepe League esifundazweni KwaZulu-Natal, uTito Mkhize uthi bazimisele ngokuqhubeka lapho abagcine khona kumlenze wokuqala kwiligi.
Kuyinto eyejwayelekile ukuthi uma sekuyisiwombe sesibili abe maningi amacala abakhona kuligi yaKwaZulu-Natal ngaphansi kwe-SAFA ABC…...
Umdlali wegalofu elikhokhelwayo uToto Thimba jnr uqede isomiso seminyaka emihlanu ngokudla umhlanganiso emncintiswaneni we-Altron Big…...
Yize iyiqale ngebatha imidlalo ye-Africa Cup of Nations (Afcon) iCameroon kodwa lokho akuvimbanga ukuthi idlulele kweyomkhumulajezi.
Kumangaze abaningi ukuphuma kwe-Algeria kweyamaqoqo, kwazise ibingelinye izwe eliyizimfivilithi ekutheni lingayinqoba i-(Afcon eqhubeka e-Ivory Coast.
Umqeqeshi weZambia u-Avram Grant uthi ukungawasebenzisi amathuba abawatholile ikhona okwenze bedlale ngokulingana neTanzania.
AMazulu ahlela ukudiliza abadlali abangekho ezinhlelweni zomqeqeshi weqembu uPablo Martins. ElaboHlanga lihoshe ngemithombo yalo ethembekile…...
Ngihlezi ngizibuza ukuthi kobe kuyisiphi leso sikhathi sonyaka lapho isithunzi salapha e-Afrika kwezemidlalo esiyobuya khona.
Kuyasuka namuhla ngemiidlalo yeNdebe YoMhlaba yekhilikithi yabaneminyaka engaphansi kweli-19, kwi-One Day International (ODI). Lo mqhudelwano…...
ICape Verde isethubeni lokuzibeka kumzuliswano womkhumulajezi we-Africa Cup of Nations (Afcon), kwazise iGhana ne-Egypt badlale…...
Abantu baseThekwini namaphethelo abazifelayo ngonobhutshuzwayo bazosizwa ngendaba isizungu, kwazise kunemidlalo emine yeDStv Diski Challenge (DDC).
Kazi ngubani ozobamba uNovak Djokovic ku-Australian Open? Lona ngumbuzo obuzwa yibona bonke abathandi bebhola lomphebezo emhlabeni jikelele.
IBafana Bafana iyiqale kambi indlela yayo yakwi-Africa Cup of Nations (Afcon), njengoba ihlulwe ngamagoli amabili iMali emdlalweni obuyizolo ebusuku.
Namuhla ngehora le-10 kusihlwa abantu baseNingizimu Afrika bazobe bethe njo kumdlalo obandakanya iBafana Bafana neMali.
Ompetha be-African Cup of Nations (Afcon) bangowezi-2019 i-Algeria, fuze ingabe bawakhalelile amathuba abawayeke ngesithombe sokuqala.
ISenegal okuyiyo evikela isicoco se-African Cup of Nations (Afcon) neyizimfivilikthi zokunqoba lo mqhudelwano nakulonyaka, ibhekene nomqansa wokuthi iqale kahle kwazise izolo ofishi abakhulu bagilwe abancane.
Lo mjaho kulindeleke ukuthi ube mhla zi-4 kuNhlolanja, uhlukaniswe izigaba ezintathu okuyibanga lika-42km, 21km nelika-10km. Oka-42km uzosukela eMbuzweni usongwe eSettler Park, kanti lawa amanye amabanga azosukela eSettler Park aphelele khona.
Ukuzimisela kwayo uqala umdlalo iCape Verde kuyilekelelile ekutheni igcina ithola amaphuzu aphelele emdlalweni wayo wokuqala we-African Cup of Nations (Afcon).
ISenegal igaqele umlando ongandele bani ku-Africa Cup of Nations (AFCON) ezobanjelwa kwelase-Ivory Coast.
Ngaphandle kweBafana Bafana ezomela iNingizimu Afrika ku-Africa Cup of Nations (Afcon), elakuleli lizophinde limelwe onompempe ababili.
Sekubalwa amahora ngaphambi kokuthi lisuke lihlale e-Ivory Coast emidlalweni ye-African Cup of Nations (Afcon) engaphansi…...
Ngeledlule ubuwodwa umdlalo obubhekiwe kunobhutshuzwayo bekungoweStellenbosch FC engompetha beCarling Black Label Cup neqembu elakhiwe abalandeli…...
Ikhuza ibuya kule mpelasonto imidlalo yeDStv Diski Challenge (DDC), ekade imile ngenxa yamaholidi kaKhisimusi. Kulindeleke…...