nguSwelihle Buthelezi

617 Articles Published | Follow:
Ukuvalwa kwezwe kube yimpumelelo: Holomisa

Usuku lwayizolo obelubhekwe ngabomvu lokuvalwa kwezwe obeluholwa  yi-Economic Freedom Fighters (EFF) lufike lwedlula ngaphandle kwezidubedube obekusatshelwa ukuthi zingaqubuka, nakuba kukhona ababoshiwe ngamacala ehlukene.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Babonga bayanconcoza kuMalema ngogesi, amaphoyisa namagumgedlela.

Ngaphambi kokufika kosuku lwanamuhla obelubhekwe kakhulu kulandela isimemezelo somholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uMnu uJuius Malema sokuvalwa kwezwe, abanye abantu ezweni bese beqalile ukubonga lo mholi neZitoyitoyi ngokubembulela elinye ikhasi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abahlehlela i-Action SA bakhomba uMashaba ngokuba ngumagayazidlele

Njengamaqembu amaningi asuke esungulwe ngabaholi abalaxaza amadala noma bakhonjwe  indlela,ngezizathu ezahlukene, okwenzeka eqenjini likaMnu uHerman…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Eminyakeni emibili uRamaphosa useshaye imithetho emibili yenhlekelele ezweni

Kungakapheli neminyaka emibili uMengameli uCyril Ramaphosa usememezele isimo sesibili senhlekelele kuzwelonke. Esokuqala kwaba isimemezelo senhlekelele…

Kwakuyikwadlula wafa eNingizimu Afrika ku-Okosun waseNigeria

Njengoba kulezi zinsuku iNigeria igubuzelwe yifu elimnyama lodlame, imibhikisho ehambisana nokufa kwabantu emuva kokhetho lukaMengameli, abantu bakuleli lizwe bakhumbule inkakha yomculi eseyalala uSonny Okosun.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isibonelelo sikahulumeni sineqhaza elimqoka kwabafuna ukuqashwa

Nakuba isimo somnotho bese sisibi kakhulu kodwa uKhuvethe nalo lufike lwengeza ngaphezulu  eNingizimu Afrika. Ekoteni…

UHulumeni ugweme inhlekelele ngokunyusa amaholo abasebenzi bezempilo

UHulumeni ugweme inhlekelele ngokuvumela ukuqala phansi izingxoxo nenyunyana iNational Education Health and Allied Workers Union (Nehawu) emuva kwesiteleka sabasebenzi bakahulumeni esidonse amasonto amabili.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ongaphansi nongaphezulu kwiNehawu noMnyango Wezempilo

Kubukeka kungongaphansi nongaphezulu phakathi kwenyunyana yabasebenzi bakahulumeni iNational Education Health and Allied Workers Union (Nehawu) noMnyango Wezempilo kuZwelonke njengoba ingekho evuma ukugoba uphondo kubona. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kusinda kuyehlela: Nabamatekisi bangahle bagadle kubagibeli

Ukunyuka kwentengo kaphethroli kwangenyanga edlule sekwenze osomnotho bakuleli baqagula ngokungananazi ukuthi izinkomba ziveza ukuthi inhlangano eyengamele izithuthi nokukhiqizwa kwazo kuleli, iNational Automobile Association Manufacturer of South Africa (Naamsa) izophinde imemezele okunye ukwenyuka ngenyanga ezayo okuzoba ngokukhulu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sivusa usizi lwezikhathi zokhuvethe isiteleka seNehawu ezibhedlela

Abanye babasebenzi basezibhedlela abaqhubekayo nokusebenza ngaphansi kwezimo ezinzima njengoba kuqhubeka isiteleka samalungu eNational Education.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ingqalabutho: UClegg waba umculi omhlophe ovelele ekulweni nobandlululo

UJonathan Paul Clegg, wazalwa ziyisi-7 kuNhlangulana kowe-1953  wayengumculi waseNingizimu Afrika, umculi-umbhali wezingoma, umdansi, isazi semvelaphi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INehawu isabisa ngokuqinisa isiteleka 

Naphezu kwezikhalo eziqhamuka nxa zonke ngesimo seziguli ezibhedlela zakuleli kusukela kuqale isiteleka sabasebenzi bakahulumeni abangaphansi kwenyunyana iNehawu, le nyunyana ithi lingawa licoshwe izinkukhu angeke bahlehle.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMavundla uzohlangana noMsinsi Wokuzimilela eThekwini

Emuva kokwesula eMkhandlwini iTheku kulandela ukususwa esikhundleni sokuba yiPhini leMeya kuningi ukuqagula ngokuthi umholi we-Abantu Batho Congress (ABC), uMnu uPhilani Mavundla iyiphi indlela angayithatha kwezepolitiki.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Indla beyiphika: Isiqalile ukuhlehlelwa zikhuni i-ABC kaMavundla

Ukuxoshwa kwakhe uKhongolose eThekwini ngoZibandlela naphezu kokuba esenikele eNkantolo eNkulu yakuleli dolobha  eyivimba ukuba ingamphazamisi ekubeni ngowesibili ekuholeni iTheku kwavula elinye ikhasi empilweni kaMengameli we-Abantu Batho Congress (ABC).

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Akakufihli ukuthi ngomculo udlulisa nemiyalezo yezepolitiki

Ukucula ngezilimi ezihlukene zesintu zezwe azalelwa kulo iMozambique ngenye yezinto ezenza umculo wakhe ungene ugxile kubantu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ekugcineni ilethe injabulo yavusa neminjunju eyamaholo ezinduna

Ekugcineni isimemezelo esenziwe uhulumeni  kuleli sonto sokukhokhelwa kwezinduna imiholo yeminyaka ebisilele silethe injabulo savusa usizi…

Sebelala emaphaseji emanyuvesi ngenkinga yemali nezindawo

Njengoba elaboHlanga lashicilela embikweni wayo wangoMasingana ngomsindo onyonyobela izikhungo zemfundo ephakeme kuleli sekuya ngawo amagama enkehli.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Uyinyathele emsileni uDe Ruyter ngokubhoboka

Uthi uzocitha isikhathi esiningi phesheya kwezilwande njengoba esengumuntu okhululekile

Kuzodla izigidigidi ezi-2 ukulungisa iSishayamthetho

Amaqembu aphikisayo ashaya amakhala ngemali ezosetshenziswa aveza ukuthi kuhle kuqale enye inkohlakalo eqenjini elibusayo ngoba…

Uzonandisa emcimbini wokubekwa kweNkosi yamaNgisi owakuleli

Ubalwa nemizwilili yomhlaba eqokelwe ukunandisa emcimbini omkhulu wokubekwa ngokusemthethweni kweNkosi yamaNgisi ngoMbasa uPretty Nyende

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
URamaphosa wethwese uGodongwane umnqamlezo onzima

Isabelomali sifika ngesikhathi elakuleli ligubuzelwe zinkinga ezahlukene. Yize kungekho okutheni okungenziwa kepha kunethemba lokuthi uGodongwane uzoyikhipha odakeni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngokwezibalo elakuleli liyizwe lenganono nobelelesi

Eminyakeni emibili edlule izibalo zazikhomba ukuthi iNingizimu Afrika iyizwe lesibili emhlabeni elinokuxhaphaka kwezibhamu okwenza sibe…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Engakaligwinyi uNzimande, isiqalile imibhikisho ngoNSFAS

Emasontweni amabili edlule uNgqongqoshe Wemfundo Ephakeme, iSayensi Nokuqeqesha uDkt uBlade Nzimande ngokuhlanganyela noSihlalo Webhodi leNational…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Wajika endleleni yobuthishela, wangumculi uKeita waseMali

Ekukhuleni kwakhe wayefisa ukuba nguthisha, umculo kwaba yinto angena kuyo ngoba eselahlela kanti yilapho ubizo lwakhe lukhona.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here