Ubunhloli yinto endala singakazalwa sonke. Kuyaziwa ukuthi ubunhloli babukhona ngesikhathi aboHlanga besazibusa, besaliphethe izwe ngempela.…...
Sincane isibalo saboHlanga, abanemizwa yezimfundiso ezinhle zasemakhaya mayelana noMdali, namathongo, nabadala nabaphansi ezihlanzekileyo ngabo zase-Afrika…...
Asibeni neqiniso nsuku zonke uma sithi singaboHlanga base-Afrika. Nokuthi abamhlophe bafika bengeza phezu kolwazi esilwaziyo,…...
Akube okwansuku zonke ukuzigqaja nokuqhakambisa ngefamlando lase-Afrika emhlabeni wonke. Sibe nentshisekelo yokwakha ifagugu elihle nelinenhlanzeko…...
Akadunyiswe uMdali! Ukuthi kuyimvelakancane ukuzazi nokuziqonda useneminyaka emihlanu. Nangokuhle empilweni yakho neyabanye njengamanje. Hhayi ukungcola…...
Uma aboHlanga ngizibale nami, singasakwazi, sesinokuziqhenya nokuzasiza, sesinokukhathala ekubhaleni ngathi ngolimi lwebele, kufanele sibhalelwe ngobani…...
Sonke sazi ukuthi ukubingelela, ukubingelelana nokuvalelisa kusho inhlonipho ebantwini noma esintwini emhlabeni jikelele. Abanye bathi…...
Ake sithi noma asibeke ngokuthi, aboHlanga kubalwa nabamhlophe banesimo esisodwa esifanayo. Esihlukile, ngokobuhlanga ayilona, ngokobuzwe…...
Amaphupho abelungu bawaveza engqayini ehlukene, singanaki ukuthi baqinisekisa, ukuthi iphupho liyinto ekhona. Amaphupho ayashabalala, aqhele,…...
Ngiyafisa ukuba ngelinye ilanga aboHlanga ofundile nongafundile bakumele bangakungabazi ukuba ngaboHlanga. Kuyaye kudumaze sewubona aboHlanga…...
Kunenkinga yokusinisa amahleza e-Afrika, aboHlanga nemiphakathi abanikwe amagunya okuhola amazwe, ohulumeni, omasipala, izinkampani, izindawo zasemakhaya,…...
Kusasehlula ukuthi sinokwehlukile noma unokwehlukile, ngokuhlukile kobungubuwena nobukunguwe eningini, hhayi omunye umuntu. Ubungubuwena bokunguwena bokwehluka.…...
Kunokuzindla kwabantu ezingxenye lapho ngazibuza ngaziphendula njengabo ukuthi, ososayensi babelungu base-Europe nase-United States of America,…...
Akuvamisile ukuba uzibuze ukuthi ngabe ungowalelo khaya ngempela yini. Ngabe ungowalelo lizwe ngempela yini. Abanye…...
Wangicela ukuba ngingahambi uMnu uLinganathan Govender abambiza ngoDan waseReservior Hills, osebenza eColour Copy Centre, eThekwini,…...
Kubukeka sengathi kulukhuni ukuthuthukiswa kwezilimi zebele ngabanikazi bazo lezo zilimi. Ngenxa yobudedengu nokuyinto yokuqala eyenziwayo.…...
Inhlosongqangi yaboHlanga yababeyi-ANC nababengeyona isabizwa ngeSouth African Native National Congress, iSANNC, yayingobunye baboHlanga nodaba lomhlaba.…...
Abadayisi boHlanga abazimele ngasemigwaqweni nakwezinye izindawo, bangabantu abanemvelaphi yomlando okungelula ukuwuqonda. Kudingeka ube nesikhathi sokwazisana,…...
Uma kuqala unyaka kunengoma ehlatshelelwayo nenkondlo evame ukuhaywa yisintu. Imigqampinda ivame ukuba nala manothi, “Kulo…...
Siyakufunda, siyezwa ukuthi emazweni abelungu phesheya kwezilwandle bakwenza impoqo ukugomela ukhuvethe ngokuba kube nencwadi eqinisekisisayo ukuthi usugomile.
Safaka ingcindezi kohulumeni base-Afrika isibalo esiphezulu sabafundi nesokungeneli kwamagumbi nezindlu, amaflethi abafundi ezikhungweni zemfundo, ukuzocobelela…...
AboHlanga noHulumeni base-Afrika bacinene noma sicinene asiyisabalalisi imiqondo yethu ekuthuthukiseni imfundo ngokwase-Afrika.
Kulula ukuthi ngingubani, ungubani, singobani, bangobani, singabakwabani, sizalwa ngobani, bangobani ababesizala, babezalwa ngobani. Abantu badinga…...
Umuntu ozaziyo ukuthi uyini, akazenzi izinto ezimbi, akabaxovi abantu, akanawo umgolo, kusukela ekukhuleni kwakhe (esengumfundi).…...