Akungatshazwa ukuthi abantu basezweni elilodwa, bayabizana ngamagama anganambitheki, okuhamba kuze kukapakele nasekubizeni abangewona umsinsi walelozwe…...
Ngiyalikhumbula isikompilo noma isikonhlalo elihle laboHlanga elalisiqoqa siseyizingane. Lalilihle isikompilo lapho abazali babengasivumeli sibe yingxenye…...
Aziziningi izinto ezenza thina boHlanga singenzi kahle kepha zimbalwa. Akungazwakali sengathi kuwukugcwaneka noma kuwukuqhuba intwala…...
Ukungazazi inhloso yabo emhlabeni,njengoba kwabhalwa kabi ngamabomu, kwahlanekezelwa imilando, yeminyaka yeziNgonyama zakwelikaMthaniya, zaKwaZulu kusuka eLembeni,…...
Saba neshwa ukuba imithi yokwelapha ngokwendabuko yaboHlanga okuwumhlonyane kwaphikwa, kwahlatshwa kwahlikizwa ngabamhlophe abakwinhlangano yezempilo,iWorld Health…...
Ngamanye amazwi siyoze sikuphakamise nini ngempela okwase-Afrika njengoba kwenza abaseChina naseJapan ababekade belawula ngabelumbi njenge-Afrika.…...
Ngaphambi kokuba sinkante, sigxeke kakhulu, kafuphi njena asikuvume noma asivume, singakubalekeli ukuthi mina nawe sisehlulwa…...
Ngaba nenkulumompikiswano nowomdabu wase-India, waseNingizimu Afrika, owazi ukusuka nokuhlala kwedolobha laseThekwini, owayegxeka ukungcola okuseThekwini, okusemadolobheni,…...
Sifunda uNomguqo esibalulela kaningana ngegama eMthonjaneni, ngezindawo ababedlula kuzona mzukwana kuyobekwa uMntwana uCetshwayo esihlalweni. UNomguqo…...
SingaboHlanga asifuni ukubukisisa kahle, silibala ukuthenana amandla ngenxa yokwesaba abelumbi base-Europe.
Kungani sisehluleka noma singazami ukugqamisa kuzwakale, kucace ukuthi singabanini balezo zilimi zebele zezibongo zokhokho, zakogogo…...
Azisekho izinto nemikhiqizo elahlwa yizinkampani njengengalungele ukusetshenziswa ngumphakathi. Ngamanye amazwi izinkampani azisaphani, azisabaphi, sezibapha kancane…...
Kunento engayiqaphela ngowe-1965 kuya kowe-1989 sengibona, nengisayiqaphela kulenkathi kodwa engasenzeki, aboHlanga abangasayenzi njengasemandulo ngikazalwa ngowe-1879,…...
Asizibuze umbuzo wokuthi sizuzani, uzuzani njengamanje ngokuphawula kabi ngomufi, esethule sengathi thina asisoze safa. njengoba…...
Abanye babafundi bayazigqaja ngolimi lwebele, yize befunda ezikoleni ezixube izinhlanga. Phela elinye lamagugu esinalo ulimi…...
Asejwayele ukubalula empilweni ukuthi isandla sisinye sineminwe emihlanu bese siyelulekana, siyakhumbuzana, sixwayisane ngaleminwe. Kuthi nxa,…...
Kuyiqiniso, ukuthi imfundo nemali, bese kuba yinkolo yezimfundiso ezehlukahlukene ezinhle zikaMdali yinto esiyifisayo sonke. Kanti…...
Singayiphila impilo yaboHlanga basemandulo ababeyiphila yemimoya yenhlakanipho yabo, yengqondo yakongokomqondo nezimfundiso zokuzithoba nezokungazikhukhumezi zokuzigqaja, yokuzidla nezimfundiso ezinhle zasemakhaya.…...
Singayiphila impilo yaboHlanga basemandulo ababeyiphila yemimoya yenhlakanipho yabo, yengqondo yakongokomqondo nezimfundiso zokuzithoba nezokungazikhukhumezi zokuzigqaja, yokuzidla…...
Kunento esingayazi thina esiphilayo noma abangayazi abaphila enyameni ukuyibona nokuyiqonda ukuthi sasihlanzekile yini ngaphakathi kusukela…...
Ababhali uPeter B. Clarcke benoPetwer Beyer, basincelisa esahlukweni sokuqala sencwadi yabo iThe World’s Religious; Continuous…...
Kuyoze kube nini? Idabukisa kakhulu indaba yaboHlanga e-Afrika naseNingizimu Afrika abaqhuba intwala ngewisa. Abangaqapheli, abangaboni,…...
AboHlanga abasukume bazithintithe babhale, bacobelelane kakhulu ngemimoya emihle yase-Afrika, yaseNingizimuj Afrika eyehlukahlukene abagudluzwa kuyona ngabamhlophe,…...
Kungukwesaba abelumbi base-Europe, baseNtshonalanga, base-United States of America, nasebakha e-Afrika nabakwamanye amazwe, njengoba singakuphumeli obala…...