Akumnandi ukufaka isifonyo kodwa kufanele sisifake njengoba sitshelwa ukuze kuhlengeke impilo. Silivume neqiniso ukuthi ukufaka…...
Ukugcwala nokuthutheleka kwabantu bese kuba ukuxathuka, ukungcola, ubudixa, ukulimala kwengqalasizinda okuhlale kukhalwa ngakho emadolobheni akuqalanga…...
Kudala aboHlanga babebhekene nezingqinamba ngoba kwakungafuneki ukuba badayise eduzane namadolobha. Babevunyelwe ukuba badayise ezindaweni ezingasemakethe.…...
Uhlelo lokuqasha aboHlanga olwaziwa ngoTebha, olwalukhona ngesikhathi sobandlululo, lwaba nomthelela omkhulu ekuheheni abokufika kuleli Ukunganaki…...
Ezinye izikole ezaduma zaziqanjwa ngamagama abantu ababebambe iqhaza elikhulu emphakathini nababehlonishwa Kunezikole ezaqanjwa ngezizathu ezahlukahlukene…...
Kunezinye izindawo ezahlukahlukene ezazibizwa ngamanye amagama aguqulwa abamhlophe okuhwebelwa kuzona Wayekukhumbula kahle ayekuhabuliswe ngabadala esakhula…...
AboHlanga basemandulo baqamba ngobuciko izigodi zasemakhaya amagama, bengakafiki abamhlophe. Baqhubeka nokuqamba izindawo ngezitobhi nokunye sebehlaliswe…...
Kakuqali ngaboHlanga baseNingizimu Afrika ukuthanda noma ukuqala ngohlobo olulodwa lwamabhizinisi. Kunethemba lokuthi bayowaguqula badlondlobale ngoba…...
Ukungahlukunyezwa kube ukuvikela kanye nokuvikelwa komuntu, kwesilwane, kwemvelo, kwezinto kanye nezimo ezibalulekile emhlabeni. Kuyilungelo lokuphila …...
Kudala abesilisa boHlanga babenohlelo lwabo lokukhokha intela yonyaka eyayibizwa ngokuthi ukuthelela ikhanda Phambilini aboHlanga eNingizimu…...
Esikhathini esikuso ingqephu eyayihamba phambili kudala isiphenduke yaba ngethandwa kakhulu Kunohlobo lokugqokwayo, lokudliwayo, lwezakhiwo, lwezindlu…...
Bathwala kanzima aboHlanga asebekhushulelwe ezikhundleni eziphezulu ezinye izinhlanga zingakwamukeli ukugixabezwa kwabo ngalezo zikhundla Kwakunomzabalazo owawufuqwa…...
Akukhona ukuzenyeza ukuzigqaja ngobugugu bolimi lwebele, ngobuwena, ngamasiko nokuyigazi lokhokho abasendulelayo nangemvelo, esakunikwa nguMdali wakho…...
Amafemu nezinkampani zaseNingizimu Afrika kwakuzisingathele ngokugcwele, imikhakha eyahlukene, ekuqhubeni amabhizinisi eminyakeni enganeno kowe-1984. Kwakungowezokukhiqizwa kwempahla,…...
Wawusabukelwa phansi umsebenzi wonogada futhi wawuchizelwa ngababeyintsha, ababelunguzile ezikoleni nezinye izinhlanga ngaphambi kowe-1970. Kwakuthiwa umsebenzi…...
Uhlale ugqibeka umlando womvusi wenyamazane okwaqala ngaye kwasunguleka into noma izinto ezahlukene. Bese kugcina sekugqame…
Usungathi eThekwini babengekho aboHlanga ababehweba benamabhizinisi khona ngaphambi kokuba bathuthiswe bayohlaliswa ezindaweni asebehlala kuzona manje.…...
Emlandweni obonakalayo kusukela emandulo kusunguleka iTheku, kuyavela ukuthi uKopeletsheni wayengumqashi omkhulu owayeqashe izinhlanga ezahlukene futhi…...
Kwakusewukopeletsheni lapho imitapo yolwazi yayingakhiwanga emakhaya nasemalokishini aboHlanga ngaphambi kowe-1990. Kwakunombono wokwakhiwa nokuhlinzekwa ngemitapo yolwazi…...
Kwakuzobangcono ukube kwakunenhlakanipho kaMvelinqangi ekwenzeni izinto, mhlazane kubonakala ukuguquka kwezimo nezinto e-Afrika. Maqedane izindawo zayekelwe…...
Sekwashabalala okwamazolo ukwazana, ukwazisa, ukwazisana nokukhonzana kwaboHlanga, ababekuphila besakhula noma besasebenza ngaphambi konyaka we-1980 kanye…...
Imfi hlakalo kaMvelinqangi ukuba izivatho noma okugqokwayo okuba yizingubo,yimvunulo nezinto ezithize kwembathwe ngoba kuyisibonakaliso sothando,…...
UMA siqhubeka nokubheka umlando webhola kwaboHlanga kuyavela ukuthi kunabadlali abagqama besebancane emakilabhini abo esikimini samajuniya.…...
KUNGAKUHLE ukuthi umlando webhola ubhalwe nangolimi lwethunga ukuze nezizukulwane ezilandelayo ziwubone esikhathini esizayo. USolwazi uMazisi…...