nguMfo waKwaNomajalimane

UMfowakwaNomajalimane ungungoti wepolitiki nepolitiki yezomnotho. UnguMhleli Omkhulu noMshicileli weBayede.

717 Articles Published | Follow:
Inkulumongqangi: Sizozwa uMengameli wezwe noma we-ANC?

Noma ngabe ukhuluma nesizwe njengoMengameli wezwe noma weqembu, iqiniso lithi lo nyaka ngowokhetho.

UNdunankulu kaZulu uthi njengoYisemkhulu ungoweSihlalo

Ungowolibo lukaPhungashe kaNgwane owaphila ngesikhathi seLembe.

UNdunankulu umemezele izikhumbuzo zeZILO nesoMntwana

Kuzokwembula amabunjwamuntu eLembe neNdlondlo kanye nenkozo yesikhumbuzo yoMntwana.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
OkaMajola kufulelwa ngaye inxiwa lingabheki umoya

Kwale ngisho esenindwe ngobubi wahlonzwa njengomgulukudu onembobo ekhaleni kepha usamile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Okwamanje: Kunamaqembu angeke afe futhi angeke akhule

Ukhetho lukazwelonke nezifundazwe seluseMome. Njengoba kujwayelekile injolozela iba semaqenjini amakhulu bese kuthi lawa amancane anganakeki.…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INkatha yakhele esisekelweni esesikhona

UNtuli ukwazile ukusebenzisa uhulumeni wendawo ukuguqula isithombe nge-IFP

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNdunankulu wesishiyagalombili: Uzoba yini umsebenzi wakhe?

Kulokhu iNdlulamithi yenze okulungele isimo sezwe noBukhosi, saqoka nesekela.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umunwe womlando ukhombe yena

Usuku oluqale ngokujwayelekile lapho abantu abebevela kuzo zonke izinkalo bebethutheleke enkundleni yempi iSandlwane. Lapha bekukhona amanxusa, izikhulu zikahulumeni, aMakhosi, izinduna , umkhumbi wempi kaZulu, omama nezintombi. Usingaye lapha bekunguCetshwayo ophilayo, ISILO, iNdlulamithi yaMakhosi. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMdunge unguNdunankulu wokuqala ngale koThukela

Uza nesipiliyoni seminyaka engama-27 njengeNkosi usebenze noMdlokombane noMntwana

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isipiliyoni se-ANC ngokhetho singahle siwunqobele

Nonyaka kuphela iminyaka engama-30 i-African National Congress (ANC) yaphatha izintambo zikahulumeni. Kuleminyaka kukhona isikhathi lapho…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Akukho ukungabaza: UMkhonto Wesizwe usudunge amanzi

Kuzophoqa amaqembu angenhla ukuba aqhamuke namaqhinga amasha okukhankasa kwazise sekunenye inkunzi esibayeni. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Unyaka Wesinqumo: AboHlanga notwayi lwabo bazoba yinoni nakulolu khetho

Ngokwezinkomba ubuningi baboHlanga ezweni akubazuzisi lutho

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sekumphindile u-Israel kulokhu umangalelwe neHamas

Isimangalo esifakwe yiMexico neChile sibabizela kwi-International Criminal Court

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Isandla se-Iran siyasolakala ezimpini ezimqoka

Kusuka e-Ukraine, eGaza nase Suez Canal kuthiwa I-Tehran iyiqhatha ngesinqe Izukhulu zempi kanye nezinhloli emazweni…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Phezu kwezinkulumo ubuso bobuholi busefana, ngamadoda!

Ngisho amaqembu amasha awakuguqulanga lokhu ngoba nawo aholwa ngamadoda.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMbalula: UNobhala-Jikelele noma inganekwane?

Akuqali ukuba uMbalula asolwe ngokuba lichilo, ukwehlisa isithunzi sehhovisi nokuba nomlomo omanzi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ubani ongavimba uZuma ekuhambeleni umgubho we-ANC?

Eminyakeni eli-112 eyedlule ngomhla zili-8 kuMasingana  amadoda anohlonze ayehlanganisa izifundiswa nabefundisi ahlangana esontweni lamaweseli.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UDavide noGoliyathi: INingizimu Afrika ingcweka no-Israeli

Inkantolo inqumo ukuba izethulo zenziwe kusuka ngomhla zili- 11 -12 kuMasingana

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Owezi-2024 akuwona owonozihloko, ngowabenzi

Ungabi yingxenye yonozihloko asebesabalele umhlaba - laba ngabantu okuthi uma kuvela udaba bona babuke nje isihloko ngaphandle kokuzinika ithuba lokufunda nokufuna okuliqiniso nokungale.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Unyaka uzophela ipolitiki yomhlaba ikuvuthondaba

Unyaka zophela kucije imikhonto nxa zonke njengoba wonke amazwe efuna indawo yawo etafuleni, wonke efuna ivenge eliwafaneleyo. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kungani i-EFF ne-IFP kumele bakhathazeke ngoMkhonto Wesizwe?

Amalungu e-ANC akade engavoti futhi enganeme asengathola ikhaya kumuntu abamaziyo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Yini eyenze uMsholozi waqoma ukubuyela ehlathini?

Uqoke usuku uphiko lwezempi uMkhonto Wesizwe olwasungulwa ngalo kanye nosuku iNgonyama uDingane adudulana nabaDeshi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abasolwa: Omunye kuthiwa ngubaba we-COPE omunye woMkhonto Wesizwe  

Zombili lezi zinhlangano zethulwa ngomhla zili-16 kuZibandlela zidla emlandweni kaKhongolose.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Siyancipha isikhathi: Inselelo yokudayisa uHlabisa ngale kweqembu

Iqembu libukeka lilahla amathuba amaningana okumethula njengomholi wezwe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here