UMfowakwaNomajalimane ungungoti wepolitiki nepolitiki yezomnotho. UnguMhleli Omkhulu noMshicileli weBayede.
Kubukeka kunetwetwe, ingebhe nentola emadolweni ezikhulwini zoMkhandlu weTheku ukuqeda igama uDurban njengoba lisachunyiswa ngandlela zonke…...
Ububha, ukuswelakala kwemisebenzi kanye nokungalingani kuseyiva elihlabe lephukela kwabesifazane kulel NGENYANGA edlule iNingizimu Afrika ibungaze…...
Ukuvuselela kobudlelwane nelaseCuba, udaba lwabathandanayo bobulili obufanayo kanye nohambo lwase-Afrika kusho ukusongwa kohambo luka-Obama …...
Amakhomishini, amakomiti ophenyo kanye nezinkantolo kudla izigidi kuleli futhi lokhu kubukeka kusazoqhubeka KULABO abakhanda…...
Phezu kobukhazikhazi obushiwo ngeMelika iqiniso elivelayo wukuthi leli lizwe lisenkingeni yobuhlanga KUBANTU ABANINGI iMelika iyizwe…...
Mukhulu umonakalo ongadaleka kosomabhizinisi abamnyama uma bengaxhaswa ngokufanele yizikhungo abathembele kuzo ISITALADI esikhulukazi enkabeni yedolobha…...
Ukuqina kwezinsolo zokulwisana neNgonyama Trust nokujivazwa kweSILO ngabomu ngezinye zezinto okuthiwa zicijisa imikhonto KUKHONA…...
NGONYAKA ka-2008 abavoti baseMelika baqopha umlando okhethweni. Okokuqala ngqa izinkumbi zabantu bazo zonke izinhlanga zaqoka…...
Umholi oqavile kuNFP udalula okokuqala ngqa okwenza okaMagwaza-Msibi ashaywe wuhlangothi ESENZWENI esibonakala njengento efakazela ukugqabuka…...
Umdlavuza wombango wezikhundla usuya ngokuyigojela iNFP kanti kwenzeka konke lokhu kabonwa nangokhalo uSekela Mengameli weqembu…...
Eminyakeni eyedlule iHhovisi likaMengameli noma laba abaluleka uMengameli uZuma bake basolwa ngokuthi kabazenzi izeluleko eziphusile…...
Kubantu abalandela ipolitiki yaseNingizimu Afrika, imiphumela yokhetho lwe Democratic Alliance ( DA) neveze ukuthi uMhlonishwa…...
ZIMBILI izinkulumo ezishiwo nguMengameli wezwe uMhlonishwa uJacob Zuma azishilo kulonyaka ezingenze ngaxukuza ugebhezi ngadepha. Eyokuqala…...
UMHOLI omusha we-Democratic Alliance (DA) KwaZulu-Natal udalula isu elisha ahlose ngalo ukukhulisa leli qembu kanye…...
YIZE mhlawumbe bekunganakekile, kulamasonto amabili kuya kwamathathu kukhona into eyenzekile nesiphoqayo ukuthi sibe nenkulumo mpikiswano…...
Isonto eledlule liqale laphinda laphe kabi enhlanganweni enkulukazi emele abasebenzi kuleli.
ONgangezwe Lakhe uthi izingqinamba zesikhathi esikuso zidinga ubuhlakani basendulo.
Umhlangano wakuleli sonto ungase ube yisiqalo sekhasi elisha ophikweni lwentsha lukaKhongolose.
Icala lomsubathi liveze isithombe esithi uma unemali uyakwazi ukugwema ijele noma isigwebo eside INKANTOLO eNkulu…...
Indlela okuhlelwe ngayo amadolobha, izindawo zakobantu kanye namalokishi yayingelona iphutha kepha ingxenye yohlelo olunzulu
ABAHOLI abaningi abasebancane emaqenjini ezombusazwe bavamise ukubonakala njengezinsika zakusasa zamaqembu abo njengoba kusuke kwaziwa ukuthi…...