UMengameli weKwaZulu-Natal Netball (KZNN) uGugu Ngema, uthi unyaka wezi-2023 kube unyaka omuhle yize kukhona lapho…
Igaqele izicoco ezintathu ngesizini eyodwa iMamelodi Sundowns Ladies esanda kudla ubhedu kuCaf Women’s Champions League.…...
Ukulimala edolweni yize kwaba into ebuhlungu, kodwa kwamholela ekutheni ajoyine umdlalo asewuthanda ukudlula yonke into.…...
Intokazi eyaqopha umlando yaba yimeneja yabadlali yokuqala ngaphansi kwezinga lenhlangano ephethe ibhola emhlabeni, iFifa, uKarabo Mathang kudala iwa ivuka kulo mkhakha.
Ingenisile imbokodo ezikhundleni ezimqoka kwezemidlalo ezahlukene eNingizimu Afrika. Eminyakeni eyedlule abesilisa yibona abebezenzela uma kukhulunywa…...
Umdlalo wegalofu uthi uyinqabakutholwa kwaboHlanga ngenxa yomlando wobandlululo ube njalo nakakhulu kwisibhuda boHlanga. Umlando wabesibhuda…...
Iqhawe lakwaZulu lithunukwa ngezibongo zalo. Zisukela ebuqhaweni zize ziyilande indaba yakhe ngisho esesithele kulo mhlaba.…...
Siyisizwe sonke sisesemanzini, siyazikhalela sonke ngokwedlula emhlabeni kweQhawe nobenguNdunankulu kaZulu, obesesebenzele isizwe amashumi ngamashumi eminyaka…...
Aphumaphi amagama akwazi ukwenanela, ukuhalalisa, ukubonga nokuchaza umuntu akuzwayo emzimbeni nasemoyeni ngokuguqa kweqhawe emaqhaweni uMntwana…...
Kuningi esikufunde ngabeza phambi kwethu nobekusixoxelwa ngabantu abathile emlandweni. Lokhu kuqala kuyizinganekwane okunye bese kuze…...
Leso naleso sizukulwane siyaphiwa uhlobo lwabaholi abaqotho nabanombono ojulileyo. Isizukulwane sethu sinikwe INkosi uMangosuthu Buthelezi,…...
sethenjwa seNingizimu Afrika kowePara Table Tennis uSthabile Mnyandu uthi akaziboni ehluleka kulokhu ukuyomela elakuleli kumaParalympic…...
Isibhuda sengabadi sesiqala ukungenisa emdlalweni wegalofu onamukhulunyaka uthathwa ngokuthi ungowabesilisa kuphela. Ngokwamarekhodi asemthethweni eNingizimu Afrika…...
Lowo owayengunozinti weBanyana Banyana uDelisile Mbatha uncoma u-Andile “Sticks” Dlamini ngokuthi akalibhekisi ikhanda phansi yize…...
Lizoshona elangeSonto esaziwa amaqembu amabili azodlala umdlalo wamanqamu koweKwaZulu-Natal Sasol League, njengoba igoqwa imidlalo yale…...
UMandulo uqale ngegiya eliphezulu kwabesifazane kwezemidlalo njengoba iqembu lakuleli iMamelodi Sundowns Ladies liguqise iDouble Action…...
ISihlalo soBukhosi sedluliselwa eNgonyameni elandelayo. Kunenduku yoBukhosi eyaziwa ngokuthi isimiso soBukhosi, iNkosi iyaye iyiphathe uma…...
Umuntu wabe efukulwa ngethemba lokuthi uzovuka naye avuse abanye emdenini Siphila ezikhathini ezinzima. Ngaphandle kokhuvethe…...
Ezinye izizwe kazivamisile ukuneseka noma ukunenamela uma nigubha amafagugu enu ikakhulukazi uma kade enibukela phansi noma efunde imibhalo eminingi enijivazayo. Kayikhulunywa uma kade enigqilazile.
Ukuzalwa koMntwana uZibhebhuUMntwana uMaphitha wazala izinsizwa eziningi nezaba yizingwazi namaqhawe esizwe sakwaZulu. UMntwana uMaphitha wathatha…...
Zulu Bayishintsha inkosi Qala: Bayede We Ndabezitha Ukuvuma: Zulu wayishintsha inkosi O bayenza usheleni Oqalayo:…
Ngokomlando uMkhosi woMhlanga osubanjelwa eNyokeni waqala esiGodlweni oSuthu Umlando ojulile ngesizwe samaZulu, umthetho oqinile oshaywa…
Izintombi zithutheleka esigodlweni seNgonyama ngoLwesihlanu uMkhosi WoMhlanga uzoba ngakusasa. Ekufikeni kwezintombi ngoLwesihlanu, abaNtwana baseNdlunkulu, abasuke…
Intwasa esikuyo uMandulo ingemqoka manxa kukhulunywa ngemikhosi kaZulu. Kuku lentwasa lapho sikhumbula khona umbumbi kaZulu…...