Ezakamuva

Amaqembu amalungelo anxusa i-USA ukuba iyeke ukuxosha abantu baseHaiti

Izinhlangano zabokufika cishe ezingama-500 kanye nezinhlangano zamalungelo abantu zisayine incwadi enxusa uHulumeni wase-USA ukuba umise ukubuyiselwa kwabantu emakubo baseHaiti.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Imi ngomumo i-IFP ukwethula umqulu wezikhongi oLundi

USihlalo we-Inkatha Freedom Party (IFP) KwaZulu-Natal uMnu uThami Ntuli uthi asephothuliwe amalungiselelo omcimbi wokwethulwa komqulu wezethembiso zokhetho esifundazweni iKwaZulu-Natal.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Indlela eya kwelomhlaba idlula kuNghonyama kuMahlase

UNkosingiphile "The Prince" Sibisi uthi nakanjani uzolibamba ngezandla zombili leli thuba alitholile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ayikho indawo edlula ikhaya: intokazi yaseMabheleni

Umsubathi wesifazane osezakhele igama kwezokusubatha KwaZulu-Natal uJenet Mbhele uthi ukube kuya ngaye ubengeke abe yingxenye yeHarry Gwala District Marathon okuwumjaho ozokuba ngeSonto.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IBafana iyaqhubeka nokudlondlobala ngaphansi kukaBroos

IBafana Bafana yenze isiqiniseko sokuthi ibuya ingadliwanga kuchungechunge lwemidlalo emibili yesihle ebiyidlala kwelase-Algeria.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMabulala Emoyizela unqobe wezwelana nokhale ngaphansi abukela kuye

UNtethelelo "Smilling Assassin" Magcaba uvuma ukuthi ukuzalwa emndenini odume ngesibhakela kuhlezi kumfakela inselelo ekutheni enze kahle uma engena eringini. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuyakhula ukuzethemba kuBafana yize inganqobanga

Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos ukholwa wukuthi iqembu lakhe selikhule ngendlela yokuthi alikho iqembu elingeke lakwazi ukumelana nalo ezwenikazi i-Afrika.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Iconsisa amathe imiklomelo yeDurban International Marathon kulokhu

Kubukeka ziningi izizathu ezizoheha abasubathi abadumile emhlabeni ekutheni babe yingxenye yeDurban International Marathon yakulo nyaka.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UNxamalala uthi usethelwe ngentelezi kweyakhe noMilonzi

UMxolisi "Team Nation" Zuma uzimisele ngokuqhubeka nokujabulisa abalandeli basesifundazweni iKwaZulu-Natal.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
URayners ufuna ukulibamba ngezandla zombili ithuba kuBafana Bafana

URayners ovutha engabaselwe kuPremier Soccer League (PSL) ufakwe esikwatini seBafana kulandela ukushaya into ecokeme eqenjini lakhe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UWilliams uphonsele iBafana inselelo yokubamba umgqigqo we-Afcon

Ukaputeni weBafana Bafana uRonwen Williams ushumayela ivangeli lokubamba umgqigqo wokuthola imiphumela emihle.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukulibeka enethini kuseyinkinga kuBafana – Broos

Umqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos usabona isaqhubeka inkinga yeminyaka kuleli yokungabibikho umgadli ongalibheki ipali. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMengameli Wesikhashana noNdunankulu bagunyazwe ukungenela ukhetho lukamengameli eChad

UMkhandlu Womthethosisekelo waseChad ngeSonto ugunyaze abantu abayishumi abazongenela ukhetho lukamengameli olulindelwe ngabomvu kulo nyaka.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IBhele lindizisele phansi amafulegi likhombisa ukuzila

Izwe iRussia lehlisele phansi amafulegi ngosuku lokuzila futhi labeka amacala amadoda amane ewasola ngokubulala inqwaba yabantu ekhonsathini engaphandle kwaseMoscow ngoLwesihlanu ebusuku esigamekweni esibulale abantu abaningi eRussia osekuyiminyaka engamashumi amabili.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UZelenskiy uthi umhlaba kumele wenze umthetho womhlaba ozosebenza

UMengameli wase-Ukraine uVolodymyr Zelenskiy unxuse abaholi bomhlaba ngoLwesithathu ukuthi benze umyalelo wamazwe ngamazwe osekelwe emithethweni "uphinde usebenze" ngokumelana nokusebenzisa amandla kweRussia.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abahlaseli babulale abali-15 eSouth Sudan

Intsha engaziwa idubule yabulala abantu abali-15 esifundeni iPibor eSouth Sudan, kusho iSikhulu Esiphezulu ngoLwesithathu, sengeza ngokuthi izisulu zihlanganisa noKhomishana walesi sifunda.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IMumbai ibone umthente ohlaba usamila kuMaphaka

Umdlali wakuleli wekhilikithi nosemncane uKwena Tshegofatso Maphaka, unyelwe inyoni esandleni njengoba esayiniswe iMumbai Indian okuyiqembu elidlala ku-Indian Premier League (IPL).

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMtolo welula isandla ku-IFP kwelikaMthaniya

Ubhalele uHlabisa incwadi efuna kubuyiswane.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Useyawuthola umgqigqo uLorch: umqeqeshi weSundowns ulindele lukhulu

Akaneme ngesikwibhekisi somdlali esinguThembinkosi Lorch umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokwena.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuyokweqana izibiba ezingqungqulwini ze-Uefa Champions League

Aqhathiwe amaqembu azotholana phezulu kumaQuarter Final e-Uefa Champions League.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UMokwena ubalisa ngezingwazi eziboshelwe zizacile kwelesizwe

Ukhathazekile umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokwena ngezethenjwa zakhe ezibizwe kuBafana Bafana zilimele.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
OkaMakhulukhulu usebheke ilanga kuSundowns

U-Asanda Hadebe ongumdlali weSunflower WFC kuvela izindaba zokuthi maduze uzobe egqoke ijezi leMamelodi Sundowns Ladies, njengoba kuvela izingxoxo naleli qembu lasePitoli sezimaphethelweni. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kungale komdlalo enkundleni okweCitizens neLos Blancos

Kuzovuka amagqubu uma sekuhlangana iReal Madrid neManchester City kumaQuarter Final e-Uefa Champions League ngenyanga ezayo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Imarathoni eyibhulambethe leComrades eHarry Gwala

Umjaho iHarry Gwala District Marathon yakulo nyaka uzobalekelela kakhulu abagijimi abazobe beyingxenye yeComrades Marathon, kwazise le mijaho yomubili izobe inyuka. 

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here