IDondol Stars egijima kuSafa ABC Motsepe League eGauteng iyiqembu lokuqala ukuba lizibekele indawo emidlalweni yokuhlungela ukungena kuMotsepe Foundation Championship.
Isiga sangempelasonto sokuhlaselwa kwe-Israel ngentululwane yobuchwepheshe bamadroni nangemicibisholo akugcinnja nje ngokunyakazisa umhlaba kepha kuvuse ubutha obudala…...
Udinwe ungane unwabu umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokwena ngokubhacaza konompempe abasola ngokubulala nokudicilela phansi ibhola laseNingizimu Afrika.
IWashington kanye nabalingani bayo bafuna izindlela ezintsha zokuphoqelela unswinyo loMkhandlu Wezokuphepha ngokumelene neNorth Korea.
Izinkulungwane zingene emigwaqweni yenhlokodolobha yaseNiger izolo zifuna kuhambe amasosha ase-USA.
Kube injabulo yodwa ngesikhathi abafundi baseKing Cetshwayo abenza umatikuletsheni bethola ingqayizivele yethuba yokululekwa ngemikhakha nemigomo yokungena ezikhungweni zemfundo ephakeme ngonyaka ozayo.
Inyamazane enguJenet Mbhele ilokhu iqhubekile lokuphephezelisa ifulegi lesifundazwe iKwaZulu-Natal emiqhudelwaneni ehlonishwayo ayi eNingizimu Afrika kodwa…...
Umphakathi wasuswa inkampani yamakhemikhali ezinze Ezimbokodweni ukuze kwakhiwe inkompolo yabasebenzi eyagcina isiyilokishi.
Umholi waseNorth Korea uKim Jong Un uthe izimo zomhlaba ezingazinzile ezizungeze izwe lakhe zisho ukuthi…...
Amadodana amathathu omholi weHamas u-Ismail Haniyeh abulawe ekuhlaseleni ngezomoya kwa-Israeli eGaza Strip ngoLwesithathu, kusho leli…...
Inkinga yokuthumba enyakatho yeNigeria ilahlekisela amantombazane imfundo njengoba abazali bekhetha ukuphepha kunesikole.
Ikhala ezimathonsi iMenenja yoMkhumbane Classic uKenneth Ndabezitha ngokubehlele bengalindele beyiqembu.
Kuze kube yimanje abekho abantu asebephumele obala ngokuthi baqolwa imali ngokudayiselwa ‘ingulube isesakeni’ ngabadayizi bezingulube…...
Babheme bakholwa abalandeli bebhola likanobhutshuzwayo emhlabeni jikelele ngesikhathi iReal Madrid neManchester City bebambana ngo 3-3 emlenzeni wokuqala.
Kuphelile ngephupho leBanyana Banyana lokuzibekisela indawo kuma-Olympic Games.
Iyasuka iyahlala namuhla imidlalo yeligi yezikole ezibizwa ngokuthi iCity Logistics Safa KwaMashu Legends Schools League.
Yingwe nengonyama phakathi kweReal Madrid neManchester City, abazotholana phezulu emdlalweni weQuarterfinal ye-Uefa Champions League.no
UMnu uNtuli wethule amaphuzu ali-15 abazowabeka eqhulwini uma benqoba ukhetho KwaZulu-Natal.
Uxwayisa iqembu lakhe ngobungozi bokuzithwala umqeqeshi we-Orlando Pirates uJose Riveiro.
Umqeqeshi weBanyana Banyana uDesiree Ellis uthi nakanjani iqembu lakhe ulifuna libe sebhanoyini elizoya eParis, eFrance kuma-Olympic Games.
Uphinde waphumelela emizamweni yakhe yokuhola uMkhonto Wesizwe ePhalamende uMnueuJacob Zuma. Isinqumo sayizolo besibhekwe ngabomvu emuva…...
Ashabalele amathemba abewake ezandleni zeNkantolo Enkulu eGoli uMnu uJacob Boy Mamabolo oshaywe ngesithende yiqembu lakhe i-ANC ohlwini labaya ePhalamende.
U-Israeli awukahlinzeki ngencazelo egculisayo ngokushona kwezisebenzi zosizo eziyisikhombisa ngesonto eledlule, kusho uNdunankulu u-Anthony Albanese.
Umqeqeshi weBanyana usekubeke kwacaca ukuthi akuphelile ngephupho leqembu lakhe lokuzibekisela indawo kuma-Olympic Games azobanjelwa eParis eFrance ngoNtulikazi.