Uthi ukwesula kwakhe kwakungeke kusize kodwa kwakuzoqhubezela phambili umonakalo
Lokhu bese kuyimizamo yesibili yokutapa njengoba isimo kade sesithanda ukudamba kulandela insakavukela yezigameko zokutapa ezenzeke ngenyanga edlule
USuthu ludonsa iminyaka engama-28 lagcina ukunqoba isicoco. Ngemuva kokuqeda endaweni yesibili ku-log, luzovuseleleka.
Ijezi unombolo -10 lagcina ngoStanton "Stiga" Fredericks, Isaac "Shakes" Kungwane no-Absolom "Scara" Tindwa ukuba nedumela kuBafana Bokuthula Noxolo.
Lesi simo kubukeka sizoqhubeka nokucijisa imikhonto phakathi kwabameli njengoba kukhona ukuthelana ngodaka ekutheni ngubani okumele asolwe ngokude kuhlehla leli cala.
UShabba ufike oSuthwini ethwelwe ngeqoma lokuthi uzofike aphenduke intandokazi kuleli qembu elizinze kweleNdlovukazi uMthaniya.
Icala likaZuma kulindeleke ukuthi lingene kusasa kodwa mancane amathuba okuthi liqhubeke njengoba uJZ esesibhedlela kulandela ukungeniswa khona ngeledlule exinwe ukugula okungamahlalakhona.
Ethula inkulumo yakhe ngosuku lwabesifazane namhlanje, uRamaphosa uthe inkululeko yakuleli yayingeke iphumelele ngaphandle kweqhaza lembokodo.
Lo mqhudelwano udlalwa amaqembu agijima ngaphansi kwamaligi akuPremier Soccer League (PSL), lawo maqembu AmaZulu FC,…...
USUKU LWABESIFAZANE: Ichilo lokushiya abesifazane basemakhaya nabangafundile manxa sikhuluma ngabaholi nomzabalazo wabesifazane.
Uthathe isikhathi wachazela ElaboHlanga ukuthi kungani engeke ayeke ukuqeqesha okwamanje
Izikhulu zeSwallows ziphansi phezulu zizama ukuvala izimbobo ezivuleke kuhamba abadlali abamqoka
Isicijile imikhonto. Lokhu kulandela isinqumo sabe -EFF sokuya i-Phoenix
Uthe bayathemba ukuthi izinhlelo abazoqhamuka nazo zizosiza kakhulu ekulekeleleni izakhamizi.
UNgoti wezomthetho uMnu uMpumelelo Zikalala uthi akaboni umholi we-ActionSA uMnu uHerman Mashaba ephumelela emzamweni yakhe…...
Inkunzi emdwayidwa kwezokuqeqesha uClive “The Dog” Barker usedalule ukuthi intandokazi yeBafana Bafana uBenni McCarthy isethubeni…...
USEPHUMELE obala ngephupho lakhe lokubuyela kuKaizer Chiefs njengomqeqeshi uWillard “Salt and Vinegar” Katsande osanda kulaxazwa…...
Ukhuze ibuya umqhudelwano odlalwa ngamaqembu asesifundazweni iKwaZulu-Natal, obizwa ngokuthi iKZN Premier’s Cup. Nyakenye awubanga khona…...
Simapeketwane isimo kuMasipala waseMkhanyakude nowaseMadlangeni njengoba labo masipala bebhekene nenkinga yokungaphathwa ngendlela nosekuholele ekutheni bafakwe…...
Igxekwa nxazonke i-African National Congress (ANC) ngesinqumo sayo sokuthathela izinyathelo umholi woPhiko Lwentsha (ANCYL) kuzwelonke…...
Bangaphezu kwama-250 abantu abadlule emhlabeni esifundazweni iKwaZulu Natal (KZN) emva kwezibhelu ebezikhona eNingizimu Africa. Lezi…...
Kuvamile ukubikwa kobugebengu obenzeka kumgaqo kazwelonke uN3 eMooiriver ikakhulukazi lapho kusuke kuhlukumezeka abathutha impahla. Esigamekweni…...
Ngesikhathi kufika ukhuvethe nyakenye uHulumeni waqala umvalelwakhaya ukuzama ukunqanda ukubhebhetheka kwalesifo. Ezinye zezindlela uHulumeni afika…...
INjeje yabeNGUNI ishaya amakhala ngokuthi iSouth African Human Rights Commission (SAHRC) iphenye ngesibhicongo sokubulawa kwaboHlanga…...