Izigameko ezenzeka kamuva emhlabeni wonke jikelele zibonakala zingabikezelanga. Namuhla sibona isifo esingumbhedukane sesidlangile sasabalala namazwe…...
Bambalwa abantu abathi uma bethenga babale behlukanise phakathi kwenani eliyilo lempahla nentela. Uma sizithengela nje…...
Sekuyiminyaka kukhulunywa ngokuthi amanani amadatha aphezulu lapha eNingizimu Afrika uma kuqhathaniswa namanye amazwe. Yinto okungelula…...
Kusasinda kwehlela emnothweni waKwaZulu-Natal njengoba inani elingama-29,1% labantu okufanele ukuba ngabe liyasebenza lingaqashwe ndawo. Ukuvaleka…...
Kwethulwa isabelomali seminyango kaHulumeni wesiFundazwe, namhlanje (ngoLwesihlanu), eMgungundlovu. Akukho okutheni okungalindelwa enkulumeni kaMphathiswa Wezezimali esifundazweni,…...
Ngenxa yokwanda kokukhathezeka ngokuqubuka kweCoronavirus, kusemqoka ukuthi sonke siqonde ukuthi sikhuluma ngani nokuthi sikuphi njengamanje.…...
Yinkombankombane kuDemocratic Alliance (DA) KwaZulu-Natal kulandela ukukhonjwa indlela kweKhansela layo ebelihola ikhokhasi yaleli qembu kuMasipala…...
NgoMandulo wonyaka we- 1944 ngesikhathi kwethulwa ngokusemthethweni i-African National Congress Youth League (uVukayibambe), wayeyedwa owesifazane…...
Umbuzo osemqoka ukuthi, ‘Uluqala kanjani utshalomali?’ Ngaphambi kokuthi sikhulume ngokutshala imali, sizoqala ngokubeka umhlahlandlela, imbangela…...
Noma yikuphi lapho kukhulunywa khona ngokulindeleke enkulumweni uNdunankulu waKwaZulu-Natal, uMnu uSihle Zikalala, azoyethulela isifundazwe ngoLwesithathu…...
Njalo nxa kunenkinga esuke ibhekene nezwe, kuyaye kumele kubhekwe izindlela ezintsha zokusebenza ukuze kuvele izixazululo…...
Okusobala wukuthi njengoba lakwazi ukukwenza ngezikhathi zikaZuma ngomkhankaso i-#PaybackTheMoney, nakulokhu abe-EFF bakwazile ukwenza inkulumompikiswano cishe ethinta wonke umuntu.
UMengameli wakuleli uMnu uCyril Ramaphosa uthweswe umthwalo obalulekile kakhulu inhlangano ye- African Union. Ngomhla ziyisi-9…...
Okokuqala ngqa emlandweni waseNingizimu Afrika ukuvulwa kwePhalamende kumisiwe. Lokhu kulandela ukujikijelana ngamazwi okuthathe ihora lonke…...
USolwazi uMazisi kaMdabuli Kunene, kwakuyinyosi evelele, umbhali nomhayi wezinkondlo onekhono. Ubekwe kobandayo ngowezi-2006, abantu besazibuza…...
We..e..na ufuna ukuba ngudokotela, wena? Uyadlala! Ungumuntu wesifazane futhi umnyama. Yinto engeke yenzeka nje leyo…...
Kuyiqiniso elingephikiswe muntu ukuthi abantu abayi nganxanye bengemanzi. Ngokunjalo intsha yaKwaZulu-Natal neNingizimu Afrika yonke ngeke…...
“Uma sizogxila kulezi zinhloso, uma sizosebenza ngenkuthalo nangokuzimisela, futhi uma sizobambisana namanye amazwe ase- Afrika,…...
Eduze kwayo yonke indoda ephumelelayo empilweni kusuke kukhona owesifazane oqotho eduze kwayo. Lokhu kubonakale empilweni…...
Uma isibhuda sesisukuma sithatha izikhali siphikelela empini, kusuke kubonakala ukuthi cha uMthimba usunyathela indle yabantwana,…...
Uma kuvele isifo noma umkhuhlane omkhulu emzini othile akubuzwa. Uzwa ngesililo siqhuma phezulu, ubone ngoklele…...
Eminyakeni engamashumi ayisithupha edlule mhla zingama-24 kuMasingana we-1960, uMkhumbane ‘eMkheyi” owaziwa ngeCato Manor, kwaKito, wawakhelene…...
UMholi we-Inkatha Freedom Party (IFP) osethathe umhlalaphansi, iNkosi uMangosuthu Buthelezi, ubengaqedi ukwethula inkulumo yakhe kunoma…...
INkosi u-Albert John Luthuli, yaba ngumuntu wokuqala e-Afrika ukunikwa indondo ehlonishwayo emhlabeni jikelele, iNoble Peace…...