Inhloso wukuhlelembela isikhundla seqembu. Uthe izinsolo uyoziphendula nxa lisombuluka La masonto amabili abe ngalukhuni eqenjini…...
Eminyakeni ebalelwa eshumini eyedlule iNhlangano Ubumbano Lwe-Afrika phakathi kwezinhlelo zayo yaqhamuka nohlelo lweminyaka eyishumi olwabizwa…...
Eminyakeni engaphezu kwamashumi amabili nesihlanu kwabuya ithemba lokuthi le nyamazane ebeyixoshwa iminyaka ngeminyaka seyibanjiwe. Phela…...
Ngabe isesimweni esilungele ukusetshenziswa ngabantu imikhiqizo edingeka kangaka muva nje, esetshenziswa ubuthaphuthaphu? Sekubonakala kuyinto asebeyamukele…...
Kukhalwa ngababizwa ngezimpungushe ezintathu okuthiwa zizingela njengeqoqo kanti khona lapho kusolwa ukuthi kunetulo lokuzigudluza embangweni…...
Owayeyilungu eliqavile kuDemocratic Alliance uyaqhubeka nezinsolo ngomholi weqembu KwaZulu-Natal Kwake kwakhona isikhathi lapho ayengaconsi phansi…...
Ipolitiki isidunge ezokuphatha. Izisebenzi sezibangisana nosopolitiki ngenkohlakalo Ezitheni zakhe ubizwa ngohlanya, ugedegede olungakwazi ukuthula. Kanti…...
Kwezindala zembongi uMnu uMzwakhe Mbuli kunale nkondlo ethi “Ukulimala Kwengqondo, Wukulimala Komuntu”. Ingqondo yomuntu yiwona…...
Nakuba izwe nomhlaba wonke kubhekene nesimo esinzima sokhuvethe kodwa bakhona abasebenzise lesi sikhathi ukuzithuthukisa ngokuvula…...
Uphenyo lweBAYEDE selungakudalula ukuthi ingqikithi yokungacaci ngekusasa ledolobha iMatatiele ukuthi liyogcina liwele kusiphi isifundazwe kulezi…...
Njengoba ezinye izikhumulo zezindiza kuleli sezivuliwe ukuba zisebenze kulandela ukuvalwa kwazo ngenxa yokubhebhetheka kokhuvethe, esinye…...
Iwa libheke umoya kwabaqashisa ngezimoto njengoba ukhuvethe ludla lubi, luhlangene nemvalelwakhaya. Ukuqala kwemvalelwakhaya okuhambisana nokumiswa…...
Ngalesi sikhathi ngaphandle liziveza njengeqembu elibumbene nelinehloso eyodwa vo okuwukwelusa iqembu elibusayo, iqembu elikhulu kwaphikisayo…...
Abanye bathi uphume sekusondele ukhetho loHulumeni Bendawo nokungadala umsindo endaweni
Yize isithombe sisibi kepha sekungahle kube yibhaxa kwabangafuni izinguquko
Lungene ukhuvethe kungalindele muntu. Kwaba sengathi yiphupho ukuthi abantu bonke baseNingizimu Afrika bazohlala lapho bekhona…...
Ngalesi sikhathi semvalelwakhaya (Lockdown) ngingakusho ngiqiniseke ukuthi kunezingxenye zomhlaba ezisemqoka ezime nse, okuyokuba nzima ukuphinda…...
Isimo sibi kakhulu. Irandi lithwele kanzima kulesi sikhathi seCOVID-19, lapho amabhizinisi evaliwe ngenxa yemvalelwakhaya (Lockdown).…...
NgoLwesihlanu olwedlule zili-13 kuNdasa bekuhlangenwe eThekwini kuxoxwa ngokusebenza kohlelo lweBroad- Based Black Economic Empowerment (B-BBEE)…...
Kukhona ukuvumelana kongoti nakubantu nje ukuthi inyanga esikuyo ingahle imoshe izinhlelo zonyaka wezi- 2020. Indaba…...
Bambalwa abantu abathi uma bethenga babale behlukanise phakathi kwenani eliyilo lempahla nentela. Uma sizithengela nje…...
Izindlela ezintsha zokonga imali esitokofeleni sakho, ukubaluleka kokonga ngokwezidingo nezimiso zakho kuyinto eyaziwayo. Sesiside isikhathi…...
Sekuyiminyaka kukhulunywa ngokuthi amanani amadatha aphezulu lapha eNingizimu Afrika uma kuqhathaniswa namanye amazwe. Yinto okungelula…...
Unya olwalwenziwa ngabamhlophe befuqwa ubandlululo nenzondo lwadala ukuzenyeza okukhulu kwaboHlanga. Babethathiswa ekwezinto hhayi abantu ngesikhathi…...