nguSwelihle Buthelezi

617 Articles Published | Follow:
Bayiweze ngelibanzi iFortuner ingena esitebeleni seGR-S

Ukube iToyota Fortuner ingumuntu ngabe izincinza inqulu ngokungena esitebeleni esimqoka.

Ingcabha isikubantu baseCameroon okhethweni

UMengameli uBiya oneminyaka engama-92 ubanga nabasebancane.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngabe ukuguqulwa kwegama kungaqeda isibunge seKruger National Park

Kukhona abathi lesinqumo singadala ukudideka isiqiwi sihlehlelwe zikhuni.

Bayanda abagaqele izigidi zikamufi uMabuza emndenini

Udadewabo kaMnu uMabuza uthe isikhathi sokuthi bakhumelane umlotha ngombango wefa likamfowabo sesiphelile.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ziningi izingane zabafana ezilaxaza isikole: Ucwaningo

Ucwaningo lwakamuva olwenziwe uSolwazi uSteven Taylor luveza ukuthi izingane zamantombazane zibamba kalula esikoleni kunezabafana.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ungubani lo Mnuz. uS. owagixabezwa nge-Impala

Kwakungeyona imali kuphela eyayihamba phambili, kukhona nowaphiwa Impala.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngabe sekuyizo izithelo zeBrics?

Angenise nxa zonke amaChina ngezimoto zawo: IGAC ifike ne Emkoo.

Ulaka emphakathini osolwa ngokuba ngowokufika ehlahlela intombi

Olwabokufika lusematheni kulezinsuku namaqembu ezepolitiki asebenzisa lona ukuzuza abavoti.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ubani ikhehla: UMutharika uthi amava amqoka, iminyaka ayisho lutho

Ubexinwa ngeminyaka yakhe kuyona yonke imikhankaso abeyenza.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
URamaphosa uphelelwe isineke seDA ngezingxoxo

Ubhalele uSteenhuizen incwadi evuthayo emnqumela ugwayi katiki.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ayaqothwa amasosha akuleli eDRC, kusacwebe iziziba ngeKhabhinethi

Ngesikhathi kusacwebe iziziba ngokumenyezelwa kweKhabhinethi kaHulumeni wehlandla lesi-7 ezweni kuyaqhubeka ukuqothwa buthule kwabombutho wezokuvikela kuleli abatshalwe eDemocratic Republic of Congo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
17
AbeMK bamashe ngokuthula, amaphoyisa abakaza

Ngaphambi kombhikisho wezinkulungwane zamalungu oMkhonto Wesizwe obubheke eNkantolo Enkulu yaseMgungundlovu leli qembu belikhiphe umyalelo onqala wokuthi labo abayophambana nomthetho ngokulimaza impahla nokudala udlame emphakathini bayobhekana nokuqondiswa ubugwegwe yiqembu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Lingakakhali iqhude i-ANC iziveze njengabayigqizi qalaka eyokulwa nenkohlakalo

Ngesikhathi i-ANC iphasisa umthetho othi labo asebenindekile emacaleni enkohlakalo namanye ahlukahlukanene kwaze kwafika ezingeni lokwethweswa amacala izinkantolo kumele bahoxe ezikhundleni okungaba kuHulumeni okanye enhlanganweni, kwaba yisiphakamiso esashayelwa ihlombe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ngabe ne-EFF ingaphelela kuHulumeni Wobumbano

Emaqenjini ali-18 ePhalamende ali-10 kuwo azibophezele ukungena ngaphansi kukaHulumeni Wobumbano.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UKenny ubona iDA izowudunga kusa nje umshado wamaqembu

ISekela likaMengameli wePatriotic Alliance uMnu uKenny Kunene yize kungavunyelwana ngokuthile kumenyezelwe neKhabhinethi kodwa uzinzo angeke lube khona kuHulumeni Wobumbano uma iDemocratic Alliance isafuna kukhale esayo isicathulo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IDA ibambe i-ANC ngamankwahla ngesikhundla kuhulumeni.

Uma kuya ngokwezimfuno eziphambili weDemocratic Alliance kuHulumeni Wobumbano lingasongwa leli sonto izwe lisesebumnyameni ngokumenyezelwa kweKhabhinethi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UZille ukhumbuze i-ANC ngokuthi ingalibali ukuthi iyizesheli

Ziyime emthuneni ngokubambisana kwamaqembu kuzwelonke naseGauteng.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IFF Plus ingene kuHulumeni Wobumbano

Ngaphambi kokumenyezelwa kweKhabhinethi ngaphansi kukaHulumeni Wobumbano iFreedom Front Plus isibe ngelinye lamaqembu asezibophezele ngokuba yingxenye yalo hulumeni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
NjengoMkhwebane uHlophe uyobhekana nabamkhaphela ePhalamende

Ukuqagula ngozohola uMkhonto Wesizwe esikhundleni sikaSotswebhu Phalamende kuphelile njengoba leli qembu limemezele uMehluleli uJohn Mandlakayise…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amagama abaya kuKhabhinethi kaRamaphosa angakudala ukuhlukana

Enkulumweni yakhe kubantu baseNingizimu Afrika yokwamukela inselelo yehlandla lesibili, uMengameli uCyril Ramaphosa wakhe isithombe zikaHulumeni oyimbumba ozofuqa intuthuko ngokungabheki ukuthi umphakathi undawanaphi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Olomhlaba lusephambili kuPAC yize isishaye ingwijikhwebu 

IPan Africanist Congress of Azania (PAC) ithi isamile ekutheni umhlaba kumele ubuyele kubanikazi bawo yize isiyingxenye kahulumeni Wobumbano.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Bamukelwe ngombhikisho ePitoli oMengameli bangaphandle abazozimazisa uRamaphosa

Ngaphandle Kwezindlu Zombuso ePitoli namuhla ekuseni lapho kuzobanjwa khona umcimbi wokufungiswa kukaMengameli uCyril Ramaphosa, ababhikishi basemazweni angaphandle abahlala eNingizimu Afrika bese beqalile ukubhikisha bekhala ngokungalutholi usizo emazweni abo okuyimbangela yokufudukela kuleli.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Lidle ngokujiya namava iKhabhitheni eKZN

Emva kokufungiswa kwesikaNdunankulu Wesifundazwe uMnu uThami Ntuli we-IFP, umemezele iKhabhinethi ehlanganisa amalungu aphuma emaqenjini amane okuyi-IFP, iDA, i-ANC neNFP.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
URamaphosa ulandela abanye ekubhekaneni nolaka lwamadlelandawonye

Okhethweni lwangenyanga edlule lukazwelonke nolwezifundazwe lolu mbimbi luye okhethweni lunyamane kodwa iminkenke igqame emuva kokhetho lapho sekuqala izingxoxo zokubambisana kwamaqembu njengoba lingekho elikwaze ukuthola imiphumela eyanele yokubusa ngokuzimela kuzwonke.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here