Asikho isidingo sokuthi sibe namahloni ukukhuluma ngokuswelakala kwezwi labesifazane ezinhlakeni eziningi zomphakathi. Kanjalo nakwezamabhizinisi nomnotho kumele singathuli
I-PAC inezinhlangothi ezimbili ezibanga ubuholi, kukhona olukaMnu uMzwanele Nyhontso nolukaMnu uNarius Moloto.
Iyahlupha lento yokushanela zonke izikhundla ezingqungqutheleni ngoba kwenza ukuthi labo abasuke behluliwe badinwe, bagodle namandla abo bangayisebenzeli inhlangano
Okubonakala njengo mlando oziphindayo wukuthi nakulokhu uKhanyile usele yedwa ezikhindini lapho iningi ayehambisana nabo bengaphandle.
Abesifazane boHlanga ibona abangasebenzi kakhulu njengoba isibalo sabo sihleli kumaphesenti angama- 41%
Okuvelayo yikuthi amaphoyisa azihlela nje uyamfimfa umbiko ovela ngasohlangothini lwezinhloli nokuyinto okwakhalwa ngayo ngokwedlule.
ISikhungo i-IThala Development Finance Corporation sizibophezele ekweluleni isandla sifukule osomabhzinisi nezinkampani ezikhahlanyezwe yizibhelu ezihlasele izingxenye…...
UZuma usesithathile isinqumo sokukhuluma akwaziyo ngenhloso yokukhumula ibhatshi eselize lamfanela lokuthi ungumholi onuka phu inkohlakalo
Umhlaziyi wezepolitiki ozimele uDkt Ralph Mathekga uthe amaqembu amasha analo ithuba lokuziveza okhethweni lohulumeni bezindawo oluzayo.
Kamusha ezinsolweni zomsaka nokwenza abanye babuze ukuthi uqasheka kanjani njengoba lapho eshiya khona kusuke kusale idede.
UKhongolose ubufuna aqokwe njengoSomlomo. Lokhu njengezifiso zawo kwenzekile, umbuzo uthi lona izwe lizozuzani kulokho.
Umbuzo uthi ngabe umlingo womholi uzokwazi ukubuyisa izinduku nesithunzi seqembu?
Uthi uhulumeni wakuleli wabulala abavukuzi ukuze akhombise abatshalimali abamhlophe ukuthi imayini yabo iphephile.
Uma ukhetho selubanjwa ngoNhlolanja ngonyaka ozayo lokho kuzobe sekuphambene nomthethosisekelo wezwe
Ubufakazi buthathwe ezinkundleni ezintathu zama-whatsup okuyi; EThekwini Shutdown, INK Shutdown ne-Free Zuma Information.
Uthi ukwesula kwakhe kwakungeke kusize kodwa kwakuzoqhubezela phambili umonakalo
Lesi simo kubukeka sizoqhubeka nokucijisa imikhonto phakathi kwabameli njengoba kukhona ukuthelana ngodaka ekutheni ngubani okumele asolwe ngokude kuhlehla leli cala.
Icala likaZuma kulindeleke ukuthi lingene kusasa kodwa mancane amathuba okuthi liqhubeke njengoba uJZ esesibhedlela kulandela ukungeniswa khona ngeledlule exinwe ukugula okungamahlalakhona.
Ethula inkulumo yakhe ngosuku lwabesifazane namhlanje, uRamaphosa uthe inkululeko yakuleli yayingeke iphumelele ngaphandle kweqhaza lembokodo.
Engxoxweni nelaboHlanga, uMabaso uthe bayayihlonipha imibono yeNjeje kodwa noma iyintimbothi nje kwesinye isikhathi.
Kuthe kuphakama ilanga izolo ngoLwesine zabe seziwujenge izimoto zamaphoyisa namagumgedlela emzileni oya elokishini lamaNdiya iPhoenix.…...
Izulelwa amanqe imeneja kaMasipala uMngeni KwaZulu-Natal, uNks uThembeka Cibane emveni kokuthi uMkhandlu uthathe isinqumo sokuthi…...
Ukhala ngokwenziwa imvu yomhlatshelo obeyiNhloko oPhikweni lwamaPaki nezokuNgcebeleka eMkhandlwini iTheku uMnu uThembinkosi Ngcobo oxoshiwe ngoba…...
Isicijile imikhonto. Lokhu kulandela isinqumo sabe -EFF sokuya i-Phoenix