IMamelodi Sundowns isisalelwe ikuthi inqobe imidlalo emibili bese iyakwazi ukuvikela isicoco seDStv Premiership okwesikhombisa kulandelana.
Ishubise umbango wesicoco se-English Premier League (EPL), i-Arsenal ngesikhathi italabha iChelsea ngama-5/0 izolo ebusuku.
Uzohlonishwa ngeziqu zobudokotela umqeqeshi weBanyana Banyana uDesiree Ellis.
Umqeqeshi weKaizer Chiefs uCavin Johnson akalilahlile ithemba ngokuzibekisela indawo emiqhudelwaneni yeConfederation of African Football (Caf) ngesizini ezayo.
Uxabane nabezindaba umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokwena ngesikhathi ezakhe ziguqiswa yi-Esperance yaseTunisia.
Isishiphi seqembu elibusayo i-African National Congress (ANC) sesinuke saze sanukela aMakhosi imbala.
Umqeqeshi woMsinga United uMpumelelo Mpanza uthi okwenzeke izolo ngeSonto sekuyinto efana nomlando kuyena.
Kuyishwa ukuthi kulokhu lolu suku oluyingqophamlando elakuleli lizoligubha lisibekelwe yifu elimnyama ngokudlula emhlabeni kogalagala lomzabalazo uDkt uMotsoko Pheko.
Kuzwakale ukuqhuma okuthathu enyakatho mpumalanga maphakathi nesifundazwe sase-Isfahan, Iran kusho abezindaba zeFars khona e-Iran namuhla. …...
UGumede waseSavanna Park eNtshonalanga YeTheku, ukhombise ikhono nokuzimisela ngalo mdlalo ngesikhathi elala isithathu emncintiswaneni weSA Kids.
Udweshu lusaqhubeka eqembini leMK eliphethwe nguMnu uJacob Zuma njengoba beshintsha uhlaka lobuholi.
Ukubulawa kwabasolwa kuqale KwaZulu-Natal njengoba sekunabele nakwezinye izifundazwe.
Uhlaka olumele umphakathi ezindaweni ezingaphansi kweVerulam, ePhoenix, e-Ottawa nasoThongathi ukhala ngokuba uhubhu kabhejane kwezikhulu zikaMasipala iTheku
Ngonyaka ofanayo elakuleli nelase-USA liya okhetwheni kukhona ukukhuluma kodlame nokungamukelwa kwemiphumela.
IChina ne-Indonesia bazibophezele ekuqiniseni ubudlelwano bezomnotho kanye nokugcina ukuthula nokuzinza esifundeni.
Isikhulu soMsinga United uWelcome Mpanza sithi ngeke baqhuzulwe itshe elilodwa kulokhu.
Umqeqeshi weStellenbosch FC uSteve Barker ubheke ukubeka elinye irekhodi ngaphambi kokuthi kusongwe isizini yePremier Soccer League (PSL).
Umdlali wasesiswini weReal Madrid ne-England uJude Bellingham uthi iziphathimandla zebhola emhlabeni kumele kube khona ezikwenzayo ngendaba yokucwasana ngobuhlanga.
Inkantolo yaseTunisia izolo igwebe intatheli edumile uMohamed Boughalleb, umgxeki omkhulu kaMengameli uKais Saied, izinyanga eziyisithupha…...
IMaritzburg United incishe iPretoria University (Tuks) ithuba lokuthi ihlale phezulu kuMotsepe Foundation Championships. La maqembu…...
IPSG iphendukele iBarcelona esiswini njengotshwala emdlalweni womlenze wesibili we-Uefa Champions League obuseCamp Nou izolo ebusuku.
Aselele kuReal Madrid amathemba eSpanish La Liga.
Ukuntuleka kwemisebenzi kubantu bakuleli okuyintsha nasebekhulile kuvele obala namuhla ekuseni ngesikhathi kutheleka izinkulungwane zabangasebenzi eDurban…...
UNobhala Jikelele weNhlangano Yezizwe Ezihlangene ukholelwa ukuthi umhlaba uyakhohlwa ngezwe elisenyakatho-mpumalanga ye-Afrika.