Inkulu impi yamanzi ngaphansi kwesifunda uMzinyathi njengoba kuthe izolo kwaqubuka umbhikisho eMsinga umphakathi ukhala ngokuthi…...
Lihlehliselwe uMsombuluko icala lesisebenzi soMkhandlu uMhlontlo kuQumbu esifundazweni i-Eastern Cape esiboshwe ngempelasonto siphezu kwetulo lokubulala…...
Akwaziwa ngekusasa leqembu lezepolitiki i-African Independent Congress (AIC) njengoba kubikwa ukuthi uMengameli walo, uMnu Mandla…...
Umholi we-Economic Freedom Fighters (EFF) uphonsele inselelo uMnyango Wezokuvikela kuleli osolwa ngokuvumela abaholi be-African National…...
Libashonele abasolwa ngokweba imfuyo ezindaweni ezakhele iZululand, uMzinyathi neMajuba. Laba basolwa abaneminyaka ephakathi kwengama-30 nengama-53…...
Kunemisebenzi esiyaye sithi uma siyibuka siyibone ingenandlela yokuguquka. Ngenkathi sikhula sihlwanyela imbewu ngemuva kwesipani sezinkabi…...
Sekuthibelene izinkunzi ezimbili esibayeni phakathi kwenhlangano ebusayo i-African National Congress (ANC) kanye nekhansela layo uMnu…...
Wethuswe izinga eliphezulu lokubulawa kwabantu besifazane esifundeni iHarry Gwala eningizimu yeKwaZulu-Natal uNgqongqoshe oseHhovisi likaMengameli wakuleli,…...
Iphupho lakhe kwakuwukuba unjiniyela ovelele kuleli ecabanga ukuthi ukuthola kwakhe umsebenzi kuMasipala iMbizana e-Eastern Cape…...
Iqembu lalowo owayeyiMeya yaseGoli, uMnu uHerman Mashaba , i-Action SA, seliqalile ukuziveza ukuthi selikhona enkundleni…...
Ilokishi iLamontville eliseNingizimu yeTheku linomlando omkhulu. Lingelinye yezindawo lapho aboHlanga ababegcinwe khona. Leli lokishi ngeminyaka…...
Liyothi lishona elakusasa kuyobe sekwaziwa ukuthi yilona liphi qembu elidle umhlanganiso kuPremier Soccer League Abaxhasi…...
Iphini leMeya kaMasipala waseMadlangeni, e-Uitrecht ngaphansi kwesifunda Amajuba elixoshwe kungabekwanga sizathu i-ANC ngesonto eledlule, sekuvele…...
Kakukhulunywa ngabo ngoba kubukiswa ngokucikoza okuthile. Kabakhalelwa ngoba kulisiko ukukhala. Kukhulunywa ngabo ngoba izintaba, imifula,…...
Kubukeka abaseNingizimu Afrika boHlanga besekude ukufika ezingeni lokuhlonishwa ngalokho okungokwabo. Uma umuntu kunguye ojivaza noma…...
Ngenxa yokuthi ukupheka ukudla kwesipuni kuvame ukuba nomsebenzi omkhulu, kuphinde kudle nesikhathi, iningi labantu lincamela ukosa inyama lapho livakashwelwe
Kunenkulumo ethi: ‘Akukho ndlovu yasindwa umboko wayo’ kodwa kubonakala ngathi kakunjalo ku-African National Congress (ANC)…...
Nakuba sekuze kwangathi kuyemukeleka ukusebenzisa la magama amabili uma kukhulunywa ngokuhlotshiswa kombhako, kuyasiza ukuba nolwazi…...
Kuyanda ukukhuluma okuthi KwaZulu-Natal ezaboHlanga izinkampani bezikhongela futhi ziphelezela izinkampani zamaNdiya Abanye kuthiwa njengomkhuhlane balale…...
Kule nyanga iNingizimu Afrika ibungaza iminyaka engama-64 abesifazane bakuleli bamashela e-Union Buildings ePretoria beyolwa nemithetho…...
Inhlangano engamele ikhilikithi kuleli iCricket South Africa ivika imikhonto nxazonke. Lokhu kudalwa izigameko ebhekene nazo…...
Kushayisa ngamahloni ukuthi phezu kokuba sekuphele iminyaka eli-17 uMnyango Wezemidlalo waqoka ithimba lezincithabuchopho, i-Eminent Persons…...
Sihlangana ngesikhathi lapho isizwe sibhekene nomzabalazo onzima wempilo. Sihlangana lapho imindeni eminingi isemanzini ngenxa yokhuvethe.…...
Emlandweni obonakalayo kusukela emandulo kusunguleka iTheku, kuyavela ukuthi uKopeletsheni wayengumqashi omkhulu owayeqashe izinhlanga ezahlukene futhi…...