UGwabini uthi nangengozi angeke bavume ukuthi bachanyelwe ngezinye izinsizwa udede ngoba sebake bagileka ekuqaleni
Ngowezi-2019, iRockets agila izimanga ethela othulini iChiefs kowamanqamu weNedbank Cup eMoses Mabhida Stadium, eThekwini.
Unkonko lomgadli odabuka eDakar, eSenegal kodwa oseluzinze eNorway, uMame Niang (MN) livula isifuba ngokuzitshwa kwabadlali…...
Akasayingeni eyokuyodlala phesheya kwezilwandle ukaputeni weBanyana Banyana uJanine Van Wyk osegijima eqenjini JVW Football Club…...
Ahlalelwe umqansa wokuqeda ishobolo leminyaka engama-51 ehlulwa yisicoco seNedbank Cup amaqembu aKwaZulu-Natal. Kusukela wasungulwa lo…...
Umdlalo obandakanya AmaZulu FC ne-Orlando Pirates ungomunye obhekwe kakhulu kule mpelasonto. La maqembu azotholana phezulu…...
Ichaza ngezizathu ezenze uTeboho Mokoena (osesithombeni) walaxaza amaqembu aphesheya kwezilwandle waqoka ukusayina neMamelodi Sundowns imeneja yakhe uGlyn Binkin.
Ubona bengafunda lukhulu ngendlela yokuphila kubadlali bekhilikithi nombhoxo bakuleli
UComitis uphumele obala ngesinqumo sakhe sokudayisa uRalani, wudaba lukaThabo Nodada omataniswa ne-Orlando Pirates nokulambela ukwenza kahle kuNedbank Cup.
Ihlaselwe yizinkinga zemali iSwallows FC egijima kuDSTV Premiership. Lezi zindaba zitshelwe elaboHlanga yizimpimpi zaleli phephandaba ezingaphakathi eZinyonini.
Unozinti wa-AmaZulu FC uVeli Mothwa (osesithombeni) ubonge abalandeli ngokuthi bamvotele, ekutheni kube nguye oqala umdlalo eqenjini Amabutho.
Ukusabalala kokhuvethe ngonyaka wezi-2020 kwenze kwahlehla imiqhudelwano eminingi eminxeni ehlukahlukene yezemidlalo, kwazise phela leli gciwane lifika lidlule nemiphefumulo eminingi lasabalala umhlaba wonke.
Nakuba ethi akazazi izizathu ezenza abadlali bakuleli bahlale isikhathi esincane phesheya yena uzozinza
Kuvela imfihlo ngokwenza kahle kwamazwe namaqembu asenhla ne-Afrika emiqhudelwaneni emikhulu yeConfederation of African Football (Caf).
Yize iBafana Bafana yehluleke yancama ukuzibekisela indawo ku-Africa Cup of Nations (Afcon) eseCameroon kodwa lokho akuchazi ukuthi iNingizimu Afrika angeke ibe yingxenye yalo7; mqhudelwano omkhulu ez km I'llwenikazi i-Afrika.
Akusekho ukujikela emuva ngendumezulo yomqhudelwano wamazwe ezwenikazi i-Afrika i-Africa Cup of Nations (Afcon)
Ubonge iMaritzburg United ngokuvundulula ikhono lakhe umdlali weBafana Bafana uBongokuhle Hlongwane oseyogijima phesheya kwezilwandle.
Owayengumdlali weGhana kanye neqembu laseGermany iBayern Munich uSamuel Osei Kuffor, ubona iBlack Stars (iGhana) ingenza kahle kakhulu kumqhudelwano ozoqala ngeSonto i-African Cup of Nation (AFCON) ebanjelwe eCameroon
Isikhulu seqembu eligijima ku-ABC Motsepe League esifundazweni iKwaZulu-Natal iNjampela FC sibona nakanjani sizofezeka isifiso sabo…...
Ifike kwezwakala ikilabhu yezokusubatha ezinze eThekwini eyaziwa ngokuthi iXcel Running Club. Le kilabhu isungulwe ngokusemthethweni…...
Bekuminyene utshumo kwezemidlalo ezahlukene kulo nyaka wezi-2021 ozosongwa emavikini azayo. Izintatheli zelaboHlanga uZipho Singela noSabelo Maphumulo zibheka okudonse amehlo ezinkumbi zabathandi bezemidlalo emhlabeni jikelele.
Usola iMarumo Gallants ngesihluku unozinti odume ku-Orlando Pirates uBrighton Mhlongo osanda kukhonjwa indlela kuleli qembu…...
Isifiso sakhe esikhulu ukuthi kuphele izimpi ukuze akwazi ukuqhubeka nokudlala unobhutshuzwayo okuyinto akhule ngayo kusukela…...
IFriends igijima ku-ABC Motsepe League KwaZulu-Natal, emva kwemidlalo eyisi-8 isikwaze ukuthi iyinqobe yonke.