IMeya yesifunda iKing Cetshwayo District Municipality, uThami Ntuli ithembisa indumezulu yomjaho wamahhashi obizwa ngokuthi iKing…...
Ngokubona kwakhe kusekude ukuthi izinga lebhola kuleli lifinyelele kwelamaqembu aseNgilandi ngoba izinto laphaya zihlelekile Akawuvali…...
Kuphela amaphupho emdlalweni wamanqamu weNedbank Cup kusasa ngelesi-6 ebusuku eRoyal Bafokeng Stadium, eNorth West phakathi…...
Luphinde lanyelwa yinyoni esandleni uqweqwe lomsizi wonompempe uZakhele Siwela ligixabezwa ngengqayizivele yethuba lokubamba umdlalo wamanqamu…...
Ingqinamba enkulu ngalo mdlalo ukwentula kwabaxhasi okwenza eminye yemiqhudelwano kudingeke ukuthi abadlali bashaye amaphakethe …...
Basethubeni elihle lokuzifaka emlandweni abaqeqeshi baseNingizimu Afrika emiqhudelwaneni yeConfederation of African Football (Caf). Emlandweni webhola…...
Kuzocaca okuningi kuDStv Premiership kule mpelasonto yokugcina emaqenjini amaningi agijima esigabeni esikhulu eNingizimu Afrika. Intatheli…...
UMnyango WeZemidlalo Amasiko Nobuciko, ungeminye okuthi uma kukhethwa ubuholi bawo bese kuyanakeka kakhulu ukuthi ngabe…...
Zijika nelanga izilomo zabadlali ezisathungatha amakhaya amasha. Intatheli yelaboHlanga uZipho Singela ibheka izihlabani zabadlali abaseqophelweni…...
UPitso Dladla ongumqeqeshi weqembu lasesifundazweni iKwaZulu-Natal iRichards Bay FC eyibamba kuGladAfrica Championship, uthi konke abazokwenza…...
Uthi wayengakaze azibone edlalela amaqembu ebhola amakhulu emhlabeni phezu kwalokho wakwazi ukunqoba izicoco futhi wadlala…...
Akafuni nokuyizwa eyezembe unozinti weTS Galaxy FC, uMelusi Buthelezi. Lo nozinti odabuka eNquthu usephenduke isithenjwa…...
Owayengumqeqeshi wenkulisa yasesifundazweni iKwaZulu-Natal iKZN Academy uSmart Ndlovu unesifiso sokuthi kubuyiswe umqhudelwano owaziwa ngeDurban Under-19…...
Bese kuphele iminyaka eyisikhombisa iCosmos ihleli kuGladAfrica njengoba sekugcine igawulwa izembe kodwa uRabutla uthi bayofa…...
Sisathungatha ikhaya elisha isithenjwa seBafana Bafana, uSiyanda “Magazi” Xulu, ozilolonga na-AmaZulu ngenhloso yokuzigcina esesimeni esihle.…...
Uthi uze kuleli ezoshawa umoya eholidini eKapa emuva kokuphela kwenkontileka yakhe neqembu lesizwe laseTurkey. Ubona…...
Ngabe limphatheleni ikusasa owayengumqeqeshi we-Orlando Pirates, uRoger De Sá? Inkontileka yakhe neqembu lesizwe lase-Egypt iyaphela…...
Ngasekupheleni kwesizini edlule yeGladAfrica Championship baningi ababethi nakanjani iRichards Bay FC iyona ezoba ngompetha, kodwa…...
Umakadebona womqeqeshi uClive “The Dog” Barker usenxuse abaphathi beSouth African Football Asssociation (Safa) ukuthi banike…...
Usephumele obala ngezizathu ezenza uNkosingiphile Ngcobo akhuhle ibhentshi kuKaizer Chiefs umqeqeshi weqembu uStuart Baxter. UNgcobo…...
Usephonsele inselelo abadlali abagijima kuDSTV Premiership ukuthi balwele ukuyodlala phesheya kwezilwandle owayengukaputeni weBafana Bafana, uSibusiso…...
Kuzoba ngumdlalo onzima ngoba amaqembu azoya kuwo enokuzethemba emuva kokunqoba imidlalo yaphakathi nesonto ye-Uefa Abaqeqeshi…...
Uthi kunenqwaba yezicelo asebezitholile zabagaqele ukuqeqesha leli qembu nomsebenzi wokuhlunga bawuqalile zisuka amadaka. Ngesonto eledlule…...
Ikhefu lemidlalo yeFifa lapho kusuke kudlala khona amazwe kuyenzeka libulale umgqigqo weqembu elisuke lenza kahle…...