UMntwana uBhekizizwe ungusomlando nombhali wezincwadi zomlando.
Kuthe sekulungiselelwa ukubekwa kweNkosi uMntwana uBhokwe, bathi washisa umlilo ethi uzigezela umuzi. Lowo mlilo wamhlubuka…...
UMntwana uBhokwe wazalelwa ekhakonina emzini weNkosi ujobe kaMatshana Sithole, endaweni yaseQhudeni. Ezalwa uNdlunkulu uHiehle ongukaMatshana…...
lzinduna naBantwana bakhuza ubunqayinqayi nhlangothi zombili bezama ukwehlisa ulaka. Kuthe lapha izinduna zithi uMntwana uMshiyeni…...
INgonyama uSolomon kuthiwa yaphuma nayo izwa isahho sokubongela kukaMandlakazi. ISilo siphuma nje lapha siyabuza ukuthi…...
‘UMvayiz’ emashobashoba Usibhinca luhayi Lungasabhincwa ndoda Ngoba lwalungasabhincwa nakubo kwaMalandela Uyalubhinca yena. Unqeke vumani lsithebe…...
UMntwana uMsenteli iNyonebomvu, owayaziwa kakhulu ngokuthi uMvayiza emashobashoba wayengowaseNkungwini isibaya sakhe, futhi egqishe neZimbidlezimashoba zikaMadlaka…...
Kwathi ukuba kuzwakale ukuthi iNkosi uMntwana uZibhebhu isikhotheme abantu, badilika izintaba zonke bephikelele eBanganoma ukuyotshala…...
Wamudla uSekethwayo kaNhlaka Ezikhulwini zakwaZulu Wamqumba phansi koludumayo Akwabindaba zalutho Wath ‘ uyababa Akananyongo akanamhlehlo …...
lmbongi: UGwebisa kaMndonda Dlamini: Entweni UMsongi wensimbi Ayibek’ ekhanda Athi yikhona Amagwal ‘ezakumbalekela Usima ngadonga…...
INkosi uMntwana uZibhebhu akagulanga, nanxa kwakuyisiqhwaga neqhawe elikhulu okwakungabhekekile ukuthi lalingahle lihambe kalula nje emhlabeni.…...
UNdlunkulu uHlehle okaMatshana wesithathu ukugana uMntwana uZibhebhu waba yinkosikazi yamashumi ayisikhombisa nahlanu (75). UMntwana uZibhebhu…...
Kwathi ukukhothama kweSilo uZwelithini mhla zili-12 kuNdasa wezi-2021 sashiya sibeke iNdlovukazi uMntanenkhosi uMantfombi Shiyiwe ukuthi…...
Kuqhubeka kushicilelo olwedlule Kuthe lapho izikhulu zejele zibabuza ukuthi bazokwenzani. Bathi bazohlala neNkosi yabo, njengoba…...
Iphendule inyanga yathi nalezo phela sekungezakhe zilethe ngizisebenze. lnyanga ibasebenze ibaqede bese ithi kabashiye izikhali…...
Kuqhubeka kushicilelo olwedluleWafika wathi; “Awu lokhu okungumfowethu kanti kulivaka sekubaleke kwashiya nezinkomo” Washo wazidla uGwavumane.…...
Kuqhubeka kushicilelo olwedluleKwathi ngenkathi umbuso wamaNgisi ubeka izikhulu eziyishumi nantathu wathi seziyalingana neNgonyama uCetshwayo. INkosi…...
Kuqhubeka kushicilelo olwedluleKwathi ngenkathi iNgonyama uCetshwayo isekudingisweni, kwafika izithunywa eBanganoma zivela kuMalimade (Osborn Melmoth) Ekhowe…...
Kuqhubeka kushicilelo olwedluleYini eyenza iSILO uCetshwayo sishiye abakwabo sithathe ingane yaso sithi ayibhekwe ikhuliswe uMntwana…...
Kwathi ezinsukwini zakhe zokugcina simthola esephila impilo enokuthula noxolo neSilo uDinuzulu, ukulwa sekwedlulile.
Kwathi labo abakwala ukufunga amaNgisi asethi amazwe abo azofakwa ngaphansi kwamaKhosi afungileyo ngoba akakho muntu oyozimela lapho ahlezi khona ngobas izwe lonke selenganyelwe yiNdlovukazi yamaNgisi.
Kwathi uma izikhulu zonke zikaZulu seziphelele eNkantolo amaNgisi asememezela ukuthi izwe likaZulu asezolibusa ngamakhosi ayishumi nantathu, athi asezolingana neNkosi uCetshwayo.
Kwathi uma amaNgisi ezibopha kwatholakala ukuthi izikhulu zonke zisho igama elilodwa lokuthi zazilwela iNkosi yazo uCetshwayo zivikela uBukhosi bukaZulu. Lokhu kwawakhanyela amaNgisi ukuthi kanti uMbuso ayebhekene nawo owawunamandla amakhulu kwakungoweNgonyama uCetshwayo
Kuqhubeka kushicilelo oludlule: Wahlehla akabe esavela kubo, qede waphuthuma wayohlela amabutho ayegade nawo eMfolozi. Wawahlela…...
UTshingwayo yiqhawe elingasoze lalibaleka emlandweni nasezizukulwaneni ezizayo ngokunqoba kwempi eyayiholwa nguye eSandlwana.
BHALISANGENA FUNDA OKUNYE
Imibuzo noma izingqinamba? Thumela i-email ku subscription@bayedenews.com noma ushaye: 081 2757392
Ngabe unevawusha yokukhokhelwe? Yisebenzise manje