UMntwana uBhekizizwe ungusomlando nombhali wezincwadi zomlando.
Kwathi uma izikhulu zonke zikaZulu seziphelele eNkantolo amaNgisi asememezela ukuthi izwe likaZulu asezolibusa ngamakhosi ayishumi nantathu, athi asezolingana neNkosi uCetshwayo.
Kwathi uma amaNgisi ezibopha kwatholakala ukuthi izikhulu zonke zisho igama elilodwa lokuthi zazilwela iNkosi yazo uCetshwayo zivikela uBukhosi bukaZulu. Lokhu kwawakhanyela amaNgisi ukuthi kanti uMbuso ayebhekene nawo owawunamandla amakhulu kwakungoweNgonyama uCetshwayo
Kuqhubeka kushicilelo oludlule: Wahlehla akabe esavela kubo, qede waphuthuma wayohlela amabutho ayegade nawo eMfolozi. Wawahlela…...
UTshingwayo yiqhawe elingasoze lalibaleka emlandweni nasezizukulwaneni ezizayo ngokunqoba kwempi eyayiholwa nguye eSandlwana.
ilobo buhlakani bakhe obamenza walwela iSilo uCetswhayo izimpi ngenkulu impumelelo. Walwa wazinqoba iZigqoza sezilwehlule uSuthu.…...
UMntnwana uZibhebhu wayeligagu lokusina efana neNgonyama uShaka noDingana. Lona weNkosi wayehuba kuze kuse uma esebusa nabantu bakayise.
Bekuthi uma uMntwana uZibhebhu elalelwe izitha zakhe endleleni kuzwe lona kuqala bese lijika lihambe ngenye…...
INkosi uSambane yathi abaqoqe izinkomo, yase ithumela amanxusa ayo kuMntwana uZibhebhu yathi abayoyethulela koweNkosi. Yathi;…...
UMntwana uHhayiyana yisokanqangi loMntwana uMaphitha. Ibutho lakhe KwakuyiMboza noma uThulwana eyintanga yeNgonyama uCetshwayo. UMntwana uMaphitha…...
Babuya khona bephethe izimpahla eziningi zokugqoka nokwembatha, Kanye nezingubo zokulala. Bafika babanikeza lapha ekhaya. Ngenkathi…...
Bathi bazobambana ngezingalo bawele. Nebala babambana ngezingalo umfana uZibhebhu bambeka ekugcineni. Kwathi lapho bephakathi nawo…...
Yimfihlakalo lena okungelula ukuyihlaziya ngokucabanga komuntu futhi ayiqonde ngokwakhe ngaphandle kokuthi iSihlalo soBukhosi siyisabelo esivela…...
Yavuma konke okwakushiwo kuyo ukuthi iyokwenza ngokusizwa ngaMakhosi neziNyanya zeSihlalo soBukhosi bukaZulu
Wayengenayo ingane yomfana kepha kwajabulisa uma uNkulunkulu eyinika indodana eyahlala eSihlalweni soBukhosi bakwaZulu.
AbaseMatshalini baxoxa mahlanze. Lapha uSolwazi uSazile Mtshali ulandisa umbhali ISILO esebuzile sasibakhonzile kakhulu abantu baseMatshalini…...
INgonyama uNyangayezizwe yabona kungcono ukuba ibhalise eMantshini yakwaNongoma uMelamani wayo, kuthamunda uMnu uMthenjana: “Ngaphambi kokuba…...
Akakutholanga ukuphatheka kahle kangangoba waphunyuka emlonyeni wengwenya esephuziswa itiye elithile UMnu uJerry Mthenjana wayebuye…...
Emveni kokungaphumeleli kwezinhlelo zokumusa eSwazini wabe esehlala eSigodlweni KwaKhethomthandayo Isizathu eyasibeka, yathi yiyo yodwa le…...
ONdlunkulu naye uMntwana uqobo babengazilutho ngalokhu okwakuhlelwa yiNgonyama uNyangayezizwe Kuningi esasikuxoxelwa ngeSilo uNyangayezizwe ngemisebenzi nangothando…...
Izingane zakweminye imizi ikakhulukazi ezazizalwa aMakhosi zazilethwa eSigodlweni KwaKhethomthandayo Ngithe asike sizwe ukulanda kukaMntwana uThembi:…...