Anathi Mtaka

UMtaka ungumbhali wezindaba zamazwe neMeneja kwi-Igunundu Agency.

1377 Articles Published | Follow:
UMengameli usanuka santungwana ngokusebenzisana kongqongqoshe

Abanye ongoti bezamandla bathi uNgqongqoshe Wagesi, uKgosientsho Ramokgopa, kufanele ahlulelwe ngekhono lakhe lokudambisa inkinga kagesi ezweni hhayi ngamazwi kuphela.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sezibondwe zashiywa ngomthetho kahulumeni ozolawula izimboni

UNgqongqoshe wezabasebenzi nokuQashwa, uMnu uThulas Nxesi, uthe uhulumeni usezivulile izingxoxo mayelana nomthetho ochitshiyelwe we-Employment Equity. UNxesi uchaze ukugxekwa kwalesi sichibiyelo njengesenzo sosomathuba, inhlese yepolitiki nokwesaba.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Amazwe aphesheya athi ayihlale phansi ibambe umthetho

ISaudi Arabia kanye ne-United States bacele ngeSonto ukuthi kwandiswe isivumelwano sokuyeka ukulwa eSudan esilethe ukuhoxa engxabanweni eyathatha amasonto ayisithupha phakathi kwamaqembu ezempi kodwa kuncane ukukhululeka kosizo kubantu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ukhuluma uyaziphikisa ngeqhaza le-Afrika emhlabeni uRamaphosa

UMengameli uCyril Ramaphosa usenxuse amazwe ase-Afrika ukuthi athathe izikhundla zawo emhlabeni jikelele futhi enqabe ukungena ezingxabanweni ezingale kwemingcele yase-Afrika.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abatapa uju lwezinyosi benza kube lukhuni satshe kubafuyi

USihlalo weKwaZulu-Natal Bee Farmers’ Association, uRoland Moore, uthe abafuyi bezinyosi baseNingizimu Afrika bathwele kanzima ukuze bahlangabezane nesidingo soju ezweni.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abayi nganxanye bengemanzi ngesivumelwano seSAA neTakatso

ICosatu ePhalamende ithe iyasemukela isinqumo seKhomishana Yezokuncintisana sokugunyaza okwesikhashana ukuhlanganiswa okuhlosiwe phakathi kweSouth African Airways (SAA) neTakatso Consortium.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
OwaseNamibia nomyalezo onqala kubaholi ezwenikazi

Ethula inkulumo yakhe kwiPan African Parliament (PAP) eMidrand eGoli, uDausab uthi isikhathi esiningi abaholi kumele baveze izikhalo kulabo abachezuka ezinhlosweni ezibekwe yizinhlangano zamazwekazi afana nePAP kanye ne-African Union (AU

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Bafuna kubuyiswe abafuduka ngenxa yezimpi ezweni

Izinkulungwane zabantu zibhikishe ngoLwesibili esifundeni esisenyakatho ne-Ethiopia, iTigray zifuna ukubuyiswa kwabantu abaxoshwa yimpi yeminyaka emibili lapho kanye nokuhoxiswa kwamasosha angaphandle asele selokhu kwaphela ingxabano.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuyakhula ukushayisana kuhulumeni neNhlangano Yezizwe

Uhulumeni wesikhashana wezempi waseMali uwuchithile umbiko wehhovisi lamalungelo abantu leNhlangano Yezizwe (i-U.N.) mayelana nezinsolo zokubulawa kwabantu okungenani abangama-500 ngamasosha aseMali kanye nezilwi ezingaziwa zakwamanye amazwe ngesikhathi somkhankaso ngonyaka odlule.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IGermany ibophe isikhonkwane kwezokuphepha kuvakasha uZelensky

UMengameli wase-Ukraine uVolodymyr Zelenskyy uhlangane noShansela waseJalimane u-Olaf Scholz ngeSonto futhi wabonga uhulumeni wakhe ngobumbano njengoba ethole ukwanda okukhulu kosizo lwezempi ohambweni lwakhe lokuqala kuleli selokhu kwahlasela iRussia.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuntwela ezansi ngokuvuleka kwamathuba emiphakathini eyakhele izimayini

Inhlangano ejutshwe ukuvuselela amakhono ababengabasebenzi basezimayini, abantu abavela ezindaweni ezivukuzayo nabathumela abasebenzi, yethule i-Agri-Hub eMarikana ngaseRustenburg eNorth West, ngokubambisana neSibanye Stillwater, esebenzela kule ndawo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sekungumlando ukuthi iTakatso isingabanikazi  abaphelele beSAA

Isivumelwano sokuthatha kweTakatso iSouth African Airways (SAA) sekuthole isigxivizo yiKhomishana Yezokuncintisana, njengoba kusalindwe izinguquko ezithile, okuhlanganisa nokuphuma kweLift kulo mfelandawonye.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Izinyunyana zixwayisa uhulumeni ngokubika imbiba nebuzi ngamaholo

Njengoba kuqala inkathi yezingxoxo zamaholo, izinyunyana zabasebenzi zicela izinkampani ukuba zigweme ukusebenzisa umnotho ontengantengayo njengezaba zokwenyusa amaholo abasebenzi ngaphansi kokwehla kwamandla emali.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INumsa inqobe umzuliswano omqoka wamaholo

INational Union of Metalworkers of South Africa (NUMSA) isayine isivumelwano samaholo ne-ArcelorMittal South Africa (AMSA). Lesi sivumelwano ngeseminyaka emithathu, kusukela mhla lu-1 kuMbasa kuya kuNdasa zingama31 kowezi-2026.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Usaqhubeka nokuhuba ingoma endala ngogesi uRamokgopa

UNgqongqoshe kagesi uMnu uKgosientsho Ramokgopa, uthi izinhlelo zokuqeda ukucinywa kukagesi sezikhona futhi kufanele bathole indlela engcono yokuzisebenzisa.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sekumincise amazwe amaningi ukungabibikho kozinzo

ISudan, iyizwe lesithathu ngobukhulu e-Afrika ngobuningi bendawo, inemingcele namazwe ayisikhombisa endaweni engazinzile. Lokhu kusho ukuthi ukungqubuzana okukhona njengamanje eSudan kuzoba nemiphumela emibi kwezomnotho, kwezenhlalo kanye nezepolitiki emazweni amaningi, okuhlanganisa iCentral African Republic, Egypt, Libya, Chad, South Sudan, Ethiopia kanye ne-Eritrea.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Sekuyinsakavukela ukucoboshiswa kwezintatheli buthule

Oshayasibhamu badubule babulale intatheli ngeSonto ebusuku eBamenda, enyakatho-ntshonalanga yeCameroon. Leli yidolobha elinezinxushunxushu, ngokusho kwenyunyana yezintatheli.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Yize esalandulela leli “uBra Steve” wasishiya nezimfundiso

UTebogo Steve Kekana wazalwa zi-4 kuNcwaba kowe-1958. Wayengumculi waseNingizimu Afrika kanye nomqambi wezingoma. Waqala umsebenzi…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ulaxaze isikhundla emasosheni ngezizathu zokuphepha

Umkhuzi webutho laseKenya elisungulelwe ukulwa nodlame lwamasosha empumalanga yeDemocratic Republic of Congo uthe wesulile esikhundleni ngenxa yokuphazamiseka kokusebenza kwakhe nokusabisa ukuphepha kwakhe, nokwengeza nokungabaza ngokuthi ngabe lolu hlelo lungasebenza yini.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Hleze kuqubuke abanye ababaleki ngenxa yempi eSudan

I-United Nations Refugee Agency (UNHCR) manje isixwayisa ngokuthi abantu abangaphezu kwezi-800 000 bangase babaleke eSudan ngenxa yempi eqhubekayo phakathi kwamaqembu amabili amasosha njengoba uNobhala Jikelele ethumele iNhloko yakhe yosizo kulesi sifunda ngempelasonto.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Wenqabe usizo kwamenela ejele

UKhader Adnan, oyilungu leqembu lamaphekula asePalestine, i-Islamic Jihad, osolwa ngabakwa-Israel ngamacala obushokobezi, ushonele ejele lakwa-Israel…...

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Inselelo entsheni ekuvuseleleni umnotho wezwe

Inhlangano elwela amalungelo abantu abasha, iSouth African Youth Economic Council (SAYEC), ithi intsha yaseNingizimu Afrika kumele ibambe iqhaza ekwakhiweni kwemigomo ezosiza ekuvuseleleni umnotho wezwe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abasebenzi basakhala ngezinga eliphansi lokuqasha kuhulumeni

UNobhala-jikelele weSouth African Federation of Trade Unions (Saftu) uMnu uZwelinzima Vavi usenxuse uhulumeni ukuthi andise izikhungo zikahulumeni ngokuqasha izisebenzi zikahulumeni eziningi.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
UPutin uyipheka ngomhluzi wenye empini eqhubeka e-Ukraine

Umnyango Wezokuvikela eRussia ngeSonto uthe amasosha awo athathe indawo eyengeziwe eBakhmut njengoba beqhubeka nenhloso yalelizwe yokuthatha iDolobha ngokugcwele.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here