U-Nieuwkerk uthi kusenezinselelo ezimbalwa abaxoxisanayo okufanele babhekane nazo ukuze kufinyelelwe esivumelwaneni.
UBongani Nyuswa womjaho owaziwa ngeMfundo Arnold Lushaba Half Marathon, ufuna ukhule ufane neminye ehlonishwayo.
Umhlaziyi wezepolitiki, uAsanda Ngoasheng, uthi i-ANC isibhekene nenselelo yokugcina ukwesekwa ngabavoti ngemuva kwezinsolo zenkohlakalo phakathi kwamalungu ayo.
UNgqongqoshe wezeMfundo eyisiSekelo uSiviwe Gwarube umemezele ukuthi izinga lokuphasa kukamatikuletsheni lowezi-2024 lingama-87.3%.
Izinyunyana zezisebenzi zikahulumeni zifuna igunya elisha kumalungu.
Abomthetho sebeqalile ukuphenya ngokuputshuka kwemiphumela kamatikuletsheni wezi-2024.
UMengameli we-African National Congress (ANC) uCyril Ramaphosa uthi bazokubeka eqhulwini ukulungisa ohulumeni basekhaya baseNingizimu Afrika.
IChiefs ikhala ngokuthi sincane isikhathi esingezwe unompempe.
Isiya ngokushuba kakhulu iligi yeMotsepe Foundation Championship (MFC), njengoba sekuzoqala umlenze wesibili.
Umhlaziyi wezepolitiki uMnu uSanusha Naidu uthe ukwesula kukaDkt Mbuyiseni Ndlozi we-EFF ePhalamende akwethusi nhlobo.
UMengameli we-ANC uMnu uCyril Ramaphosa uthi i-African National Congress (ANC) ibone ukuzimisele kakhulu kosomabhizinisi ukuyixhasa ngezimali yize leliqembu lingenzanga kahle okhethweni.
Oqokwe njengoMengameli eMelika uDonald Trump uthe ngoLwesine kunezinhlelo zomhlangano phakathi kwakhe noMengameli waseRussia uVladimir Putin.
Uhulumeni waseChad uthe abezokuphepha bawuvimbile umzamo wokuphazamisa izwe ngoLwesithathu kusihlwa.
Imboni yezokuvakasha endaweni yaseMacambini eyakhele idolobha iMandeni idonsana nemizwa exubile ngemva kwamaholide okuphela konyaka. Yize…
Amavukela-mbuso asempumalanga yeDemocratic Republic of Congo athumela ngokungekho emthethweni okungenani amathani ayi-150 e-coltan eRwanda ngonyaka odlule.
Iqembu laKwaZulu-Natal eligijima kwiMotsepe Foundation Championship (MFC) iMilford FC iqinise isikwati sayo ngomgadli onesipiliyoni uThobani…...
Izinhlangano ezingenzi nzuzo eMozambique zibhalele uMengameli Cyril Ramaphosa zimcela ukuthi angenelele.
Iqembu i-Economic Freedom Fighters (EFF) lizobhekisa amabombo enkantolo liyofuna athathelwe izinyathelo loyo owabe enguMengameli wezwe …...
UMphathiswa wezeziMali nokuThuthukiswa koMnotho eGauteng, uLebogang Maile, uyichithile imibiko eveza ukuthi lesi sifundazwe sesisondele ekungabini…...
I-Melika inqume ngoLwesibili ukuthi amalungu eSudan’s Rapid Support Forces (RSF) kanye namasosha ahlangene enze isibhicongo…...
Mhla ziyisikhombisa ngowe-1970 kwasungulwa iqembu iKaizer Chiefs, okusho ukuthi izolo ibigubha iminyaka engama-55 yabakhona. Njengoba…...
Njengoba isikhathi samaholidi sesisongwa, ezinkundleni zokuxhumana kusabalale izindaba zokuthi phakathi kwamhla zingama-25 kuZibandlela kuya zingama–31…
Uma uya empini lapho usuke uzobhekana nesitha sakho esikhulu, kumele uye uhlome ngokuphelele izikhali zonke…...
Ukuhlehliswa komdlalo weRoyal AM neChippa United kushiye imibuzo eminingi njengoba singavelanga isizathu sokubhuntsha kwalo mdlalo.…...