Ezakamuva

OweRise Mzansi akaziboni bebambisana ne-ANC

Umholi weRise Mzansi uMnu uSongezo Zibi uthi kuseva ukuthi sebengaqala ngokukhuluma ngokuthi yiliphi uqembu abazobambisana nalo emuva kokhetho.

U-Israeli ifunga ukuthi uzoqhubeka nokugadla eRafah phezu kwempi eGaza

U-Israel uqale umkhankaso omusha enkabeni yeGaza ngoMsombuluko, wahlasela amadolobha asenyakatho wathi uhlose ukwandisa ukusebenza kwayo kwezempi eRafah.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
I-Ireland izothatha iPalestine njengezwe

I-Ireland izothatha iPalestine njengezwe elizimele lokhu kushiwo uNdunankulu uSimon Harris ngoLwesithathu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Ishubise umbango zisuka iSuzuki Fronx

Ungacishe udideke uma ubiza igama layo kanti uyishaye emhloleni.

Kuzokwehla umthwalo ngentengo kaphethroli

Uzothi ukwehla kancane umthwalo emahlombe kubanikazi bezimoto njengoba ngenyanga ezayo uNhlangulana intengo kaphethroli kubhekeke ukuba yehle

Idlisa ngobuhle nobuchwepheshe iKia Picanto yesimanje

Eminyakeni eyevile kuma-20 ngibhala ngezimoto eNingizimu Afrika uba lula umsebenzi wami uma ngizoba yingxenye yomsebenzi wokethulwa…

Imvula nemithelela emibi oPhongola

Ibamba leMeya lasoPhongola uMnu Bheki Thwala ukhala ngemvula ebabuyisela emuva njengoba njalo uma inile ishiya imigwaqo ilimele.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INdlu emizamweni yokubamba iSILO ngoqhotho

Abamele iNdlu Yomdabu KwaZulu-Natal Nobuholi BamaKhoisan sebebhalele iNdlulamithi incwadi lapho beyinxusa khona ukuba ibuyekeze isinqumo sayo sokubiza iMbizo yawo wonke aMakhosi ukuze iqale ngokuhlangana neKomiti Lesigungu Esiphezulu Sesifundazwe lapho izodluliselwa khona umbiko wezinto ezaphakanyiswa yile Ndlu

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Kuqhubekile kwabonakala ukungangenalani kwabaqeqeshi

Iqhubekile impi kaRhulani Mokwena weMamelodi noSead Ramovic weTS Galaxy FC ngesikhathi la maqembu ebambana ngeli-1/1 emdlalweni weDSTV Premiership obuseMbombela Stadium, eMpumalanga izolo ebusuku.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IDA ilahlekelwe kuwa insika yeqembu

Izindaba zokudlula emhlabeni kukaMnu uJames Selfe zizwakale namuhla ntambama ngomholi waleli qembu uMnu uJohn Steenhuizen.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
USALGA uphikisa uMthethosivivinywa Ochitshiyelwe Olawula Ugesi

Inhlangano YoHulumeni Basekhaya yaseNingizimu Afrika (Salga), emele omasipala baseNingizimu Afrika abangama-257, iphikisana noMthethosivivinywa Ochitshiyelwe Olawula Ugesi ikhala ngokuthi ubukela phansi igunya lomasipala futhi wephula noMthethosisekelo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Umshushisi we-ICC ufuna kuboshwe abaholi bakwa-Israeli kanye nabe-Hamas

Umshushisi omkhulu we-ICC ufake isicelo sokuthola incwadi egunyaza ukuboshwa kukaNdunankulu wakwa-Israeli kanye nomholi weHamas eGaza.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
INkantolo Yomthethosisekelo izonquma ngokuya kukaZuma ePhalamende

Kuzophela ukuqagula namuhla ekuseni lapho iNkantolo Yomthethosisekelo kubhekeke ukuba ikhiphe isinqumo ngokuthi uMnu uJacob Zuma uzokwazi yini ukuyomela iqembu lakhe uMkhonto Wesizwe ePhalamende uma linqoba izihlalo emuva kokhetho.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
URamaphosa uthi mancane amathuba okuthi iMK yenze kahle okhethweni

UMengameli we-African National Congress (ANC) uCyril Ramaphosa usegadle eqenjini uMkhonto Wesizwe (MK) ethi mancane amathuba okuthi lenze kahle okhethweni lwangesonto elizayo.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Bebecashe ngeMK ababulelwe amaphoyisa eCamperdown

Sekuvele ukuthi bebecashe ngeqembu lezepolitiki uMkhonto Wesizwe (MK) abasolwa abane abadutshulwe ngamaphoyisa emuva kokugagazisana nawo emqashweni eCamperdown ngoLwesithathu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
ASIBADINGI: I-ATM inxusa ukuba iZANU-PF ivinjwe ukuthi ibheke ukhetho

Inhlangano i-African Transformation Movement (ATM) ithi iqembu elibusayo eZimbabwe, iZimbabwe African National Union-Patriotic Front (ZANU-PF) ayingavunyelwa ukuba ibe ingxenye noma ibheke ukhetho.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Oshayasibhamu badlulisa umyalezo kuHulumeni ngemindeni yabathunjwa

Oshayasibhamu abathumbe abantu abayi-105 enyakatho ntshonalanga yeNigeria ngesonto eledlule kuvela ukuthi abafuni ukukhokhelwa imali yesihlengo kodwa bafuna ukuxoxisana noHulumeni wesifunda iZamfara.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
U-Israel uphokophela phambili nokuhlasela eRafah

Ombayimbayi bakwa-Israeli bangene bajula empumalanga yeRafah ngoLwesibili.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IChiefs ixhumane nomqeqeshi odabuka eSpain

Usuqalile umshikashika wokuthungatha umqeqeshi omusha iKaizer Chiefs.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
IRussia yeseke uhlelo oluvela eChina kolwe-Ukraine

UMongameli waseRussia uVladimir Putin, engxoxweni eshicilelwe namhlanje ekuseni, uthe uyalweseka uhlelo lweChina lokuxazulula inkinga yase-Ukraine ngokuthula, wathi iBeijing ikuqonda ngokugcwele ukuthi yini edale le nkinga.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Emasontweni amabili izakhamuzi ziyokwahlulela ngevoti

Zili-14 izinsuku ezisele ngaphambi “kosuku olukhulu”, okungusuku lapho abantu balapha eNingizimu Afrika beyobe begcwele zonke izikhungo zokuvota beyovota.

I-UN inxusa amaqembu alwayo eSudan abe nezingxoxo zokubekwa kwezikhali phansi

UNobhala Jikelele weNhlangano Yezizwe (UN) u-Antonio Guterres usenxuse zonke izinhlangothi eSudan ukuthi ziyeke ngokushesha ukulwa futhi ziqale kabusha izingxoxo zokubeka phansi izikhali ngaphandle kokubambezeleka okwengeziwe.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Anginabo ubudlelwano nomqeqeshi weqembu lesizwe – uMokwena

Umqeqeshi weMamelodi Sundowns uRhulani Mokwena usekubeke kwacaca ukuthi akahoshelani nomqeqeshi weBafana Bafana uHugo Broos.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here
Abafundi abayisishiyagalolunye basenyuvesi yaseNigeria bathunjiwe

Abafundi abayisishiyagalolunye bathunjwe oshayasibhamu enyuvesi yaseKogi esenyakatho neNigeria, kusho uHulumeni Wesifundazwe ngoLwesihlanu.

This content is for subscribers only.
Join Now
Already a member? Log in here